SlideShare a Scribd company logo
Umlando kaLincoln Sibusiso
Nyembenzi
Sizozinquma amakhanda siziyeke.
Singegeqe gula funa kuthiwe
siyemuka.
1
Ukuzalwa, ukukhula, ukufunda
nokusebenza
• USibusiso Nyembezi wazalwa ngonyaka we-1919
eBabanango, eNyakatho neKwaZulu-Natali. Ungowesibili
kubafana abane kwabo.
• Amabanga aphansi emfundo wawafunda ngakubo kwase
kuthi amabanga aphezulu wawenza eMarianhill,
ngasePinetown.
• Waphothula iziqu zakhe zika-BA ngonyaka we-1946 e-Unisa
emva kwalokho wayesenza i-BA Honours ngowe-1947 eWits.
• Ukusuka ngowe-1948 kuya kowe-1953 (isikhathi sokuqala
kobandlululo), uNyembezi wafundisa e-University of the
Witwatersrdand isiZulu kanye nesiXhosa.
• Ngowe-1954 uNyembezi wenza iziqu zakhe ze-MA ne-
University of the Witwatersrand.
2
Umlando kaNyembezi (uyaqhutshwa)
• Ngowe-1955 wathola isikhala sokufundisa e-University
College of Fort Hare, eMpumalanga- Koloni (khumbula
ukuthi lena yinyuvesi iningi labaholi bezombusazwe
abafunde kuyo)
• Ngowe-1959 wesula emsebenzini, washiya, ngenxa
yemithetho ayengahambisani nayo eyayibekwe
wuhulumeni wobandlululo phezu kwamanyuvesi wabantu
abamnyama.
• Ngemuva kwesikhathi eside engasebenzi, wagcina
esethatha umsebenzi wokuhlela izincwadi enkampanini
yabashicileli bakwa-Shuter and Shooter eMgungundlovu
nokuyilapho agcine esebenza khona waze wathatha
umhlalaphansi.
• Wedlula emhlabeni ngonyaka we-2000 eneminyaka
engama-81.
3
Imisebenzi kaNyembezi
• Imisebenzi kaNyembezi ingaphezu kweshumi
nambili kanti ifaka phakathi kokunye amanoveli,
izinkondlo, ubuciko bomlomo, uhlelo lolimi,
izichazamazwi kanye nocwaningo.
• Kumanoveli wabhala lawa: Mntanami!
Mntanami!, Ubudoda Abukhulelwa nethi
Inkinsela YaseMgungundlovu. Wahumusha
nencwadi yesiNgisi ka-Allan Paton ethi, Cry the
Beloved Country, isihumusho sithi: Lafa Elihle
Kakhulu.
4
Nayi imisebenzi kaNyembezi
• 1950. Mntanami! Mntanami! Johannesburg: Bona-Pers.
1953. Ubudoda abukhulelwa. Johannesburg: Shuter and Shooter.
• 1954. Zulu Proverbs. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1956. Uhlelo lwesiZulu. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1958. Learn Zulu. Johannesburg: Shuter and Shooter.
• 1958. Cry, The Beloved Country, by Alan Paton, into Zulu as Lafa
elihle kakhulu. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1961. Inkinsela yaseMgungundlovu. (translated as The Rich Man of
Pietermaritzburg, 2008). Johannesburg: Shuter and Shooter.
1963. Imisebe yelanga. Johannesburg: Educum Publishers.
1963. Amahlungu aluhlaza. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1958. Izibongo zamakhosi. Johannesburg: Shuter and Shooter.
1966. Inqolobane yesizwe. (uyihlanganyele no-Otty Ezrom Mandla
Nxumalo). Johannesburg: Shuter and Shooter
5
Okwenza Inkinsela ibe nedumela
• Inoveli iyonke yenzeka ngesonto elilodwa ngokwesikhathi
sendaba. Yinto engejwayelekile ukuthi inoveli ithathe
isikhathi esifishane kangaka. (Kukhona omunye umbhali,
uN.J. Makhaye, oke wazama ukubhala inoveli eyenzeka
usuku olulodwa, inoveli ethi, Uze ungikhonzele, kodwa
izinga layo kalikho phezulu)
• Inoveli yakhe yakhombisa ukwehluka ngokwendikimba
emanovelini amaningi esiZulu ayandulelayo: ubugebengu
obuhleliwe obuhamba nokuzethemba. Okunye okwenza
yehluke inoveli yakhe wukuthi njengoba iningi lamanoveli
lalikhombisa ukusuka komuntu endaweni yasemakhaya eya
edolobheni, kule noveli sithola umuntu osuka edolobheni
ngenhloso yokuyoqola abantu emakhaya.
6
Inkinsela (iyaqhutshwa)
• Inoveli kaNyembezi yaguqulwa yaba wumdlalo womoya
owaba nedumela ngemuva kokuthi seyashicilelwa.
• Yaphinde yaguqulelwa noma yahlelelwa ukuthi idlale
kumabonakude ngeminyaka yaw-1990. (Kukhona abathile
ababephika uma bebuka umdlalo bethi akuyena
uNdebenkulu lona okumabonakude sengathi bamazi
ngamehlo) Nomdlalo kamabonakude waba nedumela
ngangokuthi nanamuhla lokhu kukhona abafisa ukuthi
ubuyiswe.
• Inoveli yakhe yafundwa ezikoleni, hhayi eNingizimu Afrika
kuphela kodwa ngisho naseZimbabwe imbala. Khumbula
ukuthi amaNdebele aseZimbabwe ayazisebenzisa kakhulu
izincwadi zesiZulu eziphuma ezweni lakithi.
7
Inkinsela (iyaqhutshwa)
• Ngonyaka kwe-2010 le noveli iphinde yabuyiswa, yagaywa
kabusha ngaphansi kohlelo lwe-Reprinting South African
Classics nokuwuhlelo olugqugquzelwe lwaphinde lwaxhaswa
wuMnyango woBuciko naMasiko kuZwelonke (National
Department of Arts and Culture).
• Ngonyaka odlule le noveli ihlelelwe ukuthi idlale njengomdlalo
womoya ezweni laseZimbabwe.
• Iphinde yaqokwa njengezinye zezincwadi eziyi-100 ezihamba
phambili e-Africa. (Bheka nasi isixhumanisi
https://www.indiana.edu/~libsalc/africa/scripts/awards1.php?award=3)
• Le noveli ingenye yamanoveli esiZulu ambalwa ahunyushelwe
esiNgisini (The Richman of Pietermaritzburg) kanye
nasesiSuthwini (Kgabane ya Mokokotlofo), kanti izophinde
ihunyushelwe kwezinye izilimi ngaphansi kwe-Reprinting
South African Classics
8
Ukuhluza inoveli kafushane
Indaba ngamafuphi:
• Lena yinoveli yobugebengu obuhleliwe obenziwa
ngumuntu onesibindi. Inoveli yenzeka ngesikhathi
seminyaka yawo-1950 lapho uhulumeni
owayephethe ngaleso sikhathi ayeshaye
umthetho wokuthi abantu banciphise imfuyo
ngoba iqeda amadlelo.
• UNdebenkulu usuka eMgungundlovu uyoqola
abanumzane abahlonishwayo eNyanyanyadu,
bude buduze naseDandi.
9
Indaba ngamafuphi (iyaqhutshwa)
• Indaba iqala lapho uMkhwanazi, omunye
wabanumzane abahlonishwayo eNyanyadu,
ethola incwadi evela kuCC Ndebenkulu. Kule
ncwadi uNdebenkulu ubeka isifiso
sokuvakashela eNyanyadu ngenhloso yokusiza
abanumzane bendawo bakwazi ukuthengisa
izinkomo zabo ngamanani abafanele.
10
Indaba ngamafuphi (iyaqhutshwa)
• Ekufikeni kwakhe uNdebenkulu, uzibeka
njengomuntu osezingeni eliphezulu nofundile
• Uba nemihlangano nabanumzane bendawo –
uyaphumelela ukukhohlisa uMkhwanazi ukuze
amnike izinkomo zakhe ayomthengisela.
• Ngosuku lokuhamba kwezinkomo
uNdebenkulu (obuye aziwe ngelika-EE Mlomo)
uyabanjwa akhalelwe amasongo kaSigonyela.
11
Izindikimba
• Indikimba enkulu kule noveli yileyo
yokuqolwa kwabantu basemakhaya
yisigebengu esivela edolobheni. UNyembezi
wenza okungavamile ukuthi asethulele
umlingiswa ophuma edolobheni aye
emakhaya kanti imibhalo eminingi yangaleso
sikhathi ibiveza abalingiswa abasuka
emakhaya baye emadolobheni bese
bephenduka
12
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• UNdebenkulu usebenzisa ithuba ngoba
enolwazi lokuthi abantu bakhathazekile
ngendaba yokuncishiswa kwemfuyo
(ngokomthetho owawusanda kushaywa) kanti
uma bezithengisela bona izinkomo bathola
imali encane.
13
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Imfundo: ngenye yezindikimba esizithola kule
noveli. UNdebenkulu usebenzisa imfundo
nolwazi lwakhe ukuqola abantu. Uthi wazana
nabeLungu abaphezulu futhi uma bembhalela
abakhohlwa ukubhala bathi uyisikwaya.
• UThemba uyasikhombisa ukuthi abantu
bendawo sebeqala ukuya nasezikhungweni
zemfundo ephakeme. Imfundo yakhe imenza
ayisole le ndaba kaNdebenkulu.
14
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Ubandlululo: umthetho wokuncishiswa
kwemfuyo yabantu abamnyama uyinkomba
yobandlululo. Lapha siphinde sithole abantu
bezicindezela noma bezibukela phansi bona
ngokwabo. UmLungu uthathwa njengomuntu
ophezulu (yikho uNdeb. ethi ubhalelana
nabeLungu), idolobha liyindawo ephambili:
umuntu ovela edolobheni uyahlonishwa (self-
inferiority complex)
15
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Impilo yasemakhaya isemuva
kuneyasedolobheni: siyathola kuqhathaniswa
impilo yalezi zindawo. UNdebenkulu uthi
ngolunye usuku: ‘Nisesemuva, Mkhwanazi.’
‘Nisagibela amakalishi? Ukuba bengazi ngabe
ngize ngemoto.’ Umqondo obusa abantu
ngowokuthi abasedolobheni kumele
bakhanyisele/baphucule abasemakhaya.
16
Izindikimba (Ziyaqhutshwa)
• Umnotho wasemakhaya: imfuyo nokulima.
Abanumzane bendawo bafuyile futhi bayalima
(isibonelo: uMkhwanazi). Lena yindlela
yempilo emakhaya futhi iletha ukuhlonipheka
kubanumzane. UNdebenkulu uyakwazi lokhu –
yikho enquma ‘ukuyosiza’ ngokubathengisela
izinkomo
• Wena uthini?
17
Isizinda
• Indawo: eNyanyadu, emakhaya aseduze
nedolobha laseDandi.
• Isikhathi: ngesakudala lapho uHulumeni
wobandlululo ayeshaye umthetho wokuthi
abantu abamnyama banciphise imfuyo
• Isimo senhlalo: lapha sikhuluma ngokuthi
abantu bangalesi sikhathi imfuyo bekuyigugu,
ukulima kuyimpilo yemihla, umnotho
kuyimfuyo
18
Abalingiswa
• Sizokhumbula ukuthi ngabantu abasungulwa
ngumlobi ukuze indaba yakhe ixoxeke.
Abalingiswa bethulwa ngezindlela
ezahlukahlukene:
• 1. Ukugqoka
• 2. Abakukhulumayo nokukhulunywa ngabo
• 3. Ukuchaza kombhali
• 4. Imicabango
19
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UNdebenkulu: ugqoka izinto athi zibiza imali;
ukhuluma ngokuzikhukhumeza; ukwenza
kwakhe kukhombisa ukubukela abanye abantu
phansi; abantu bacabanga izinto ezahlukene
ngaye ngoba kukhona abasola ukuthi uyiqola
kanti kukhona abamethembayo njengomuntu
ohlala edolobheni futhi owazana nabeLungu
abakhulu. Lo mlingiswa akakhuli….
20
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UMkhwanazi: ugqoka ngendlela ekhombisayo
ukuthi ungumuntu ozisebenzela ngezandla;
imfuyo uyikhonzile futhi angenza noma yini
ukuze ayivikele (iyisithunzi sakhe
njengendoda); abanye abantu bacabanga
ukuthi uqotho futhi uhloniphekile (yingakho
uNdebenkulu ebhalela yena esikhundleni
sabanye abanumzane)
21
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UMkhwanazi kukhomba ukuthi akayile
esikoleni futhi usheshe akholwe kalula.
• UMaNtuli: uchazwa wumlobi
njengowesifazane okhuthele; unolaka;
imicabango nezinkulumo aba nazo kanye
nabanye abalingiswa kukhomba ukuthi
uyishaya emuva ayishaye phambili
22
Abalingiswa (Bayaqhutshwa)
• UThemba: indlela akhuluma ngayo nabantu
abadala ikhombisa ukuthi ukhuliswe
ngenhlonipho; indlela acabanga ngayo imveza
ukuthi imfundo imenze wahlakanipha
kangcono (ufunda ekolishi); siyathola ukuthi
usegqoka amabhulukwe amade (ubude
bebhulukwe bukhomba ukukhula koligqokayo,
kanti ukukhula koligqokayo kusho ukuhluzeka)
23
Izincwadi ongazifunda
• Ntuli, J H – The Conception and Evolution of
Characterisation in the Zulu novel
• Kunene, Daniel P – The Zulu novels of Sibusiso
Nyembezi: A Critical Appraisal
24

More Related Content

What's hot

Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
Nozipho Lungile Poswa
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
Zacharia Sithole
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
Lethukuthula Molife
 
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptxMETHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
NOMVULA SIMELANE
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
THANDI NKOSI
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
Xolani Knowledge Dlamini
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
lucas Tshabalala
 
Ukulwangisa
UkulwangisaUkulwangisa
Ukulwangisa
MTHOKOZISI NTOKOZO
 
Izindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 bIzindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 b
Colile Dlamini
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
vivian khanye
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
Ntombenhle Mlangeni
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
prudence Masango
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
nokubonga lungile
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
Sibusiso Buthelezi
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Thuli Zungu
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
Salome Paulina
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
Bongumenzi Mtshali
 
What's hot (20)

Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptxMETHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Ukulwangisa
UkulwangisaUkulwangisa
Ukulwangisa
 
Izindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 bIzindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 b
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
Viewers also liked

Isifundo sezincazelo siyaqhutshwa
Isifundo sezincazelo   siyaqhutshwaIsifundo sezincazelo   siyaqhutshwa
Isifundo sezincazelo siyaqhutshwa
Mlando Prosperity
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
Sinamile Gabela
 
Nano’ and ‘Living’ matter
Nano’ and ‘Living’ matterNano’ and ‘Living’ matter
Nano’ and ‘Living’ matterAlokmay Datta
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
Lovemore Malaki
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
Nsindiso Clement
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
Lovemore Malaki
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
sbusiso khumalo
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluThendayi
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
University of johannesburg
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
laurencia Motloung
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.Celumusa Nkabinde
 
Viewers also liked (12)

Isifundo sezincazelo siyaqhutshwa
Isifundo sezincazelo   siyaqhutshwaIsifundo sezincazelo   siyaqhutshwa
Isifundo sezincazelo siyaqhutshwa
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 
Nano’ and ‘Living’ matter
Nano’ and ‘Living’ matterNano’ and ‘Living’ matter
Nano’ and ‘Living’ matter
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Similar to Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi

African Literature
African LiteratureAfrican Literature
African Literature
Justine Faith Dela Vega
 
Chinua achebe
Chinua achebe Chinua achebe
Chinua achebe
Dr Abhijeet Dawle
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
lebogang shakwane
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
Bafana Rumo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
delani nkosi
 
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea BerriochoaChinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Victoria Arthur
 
Chinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdf
Chinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdfChinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdf
Chinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdf
SimeonHaripersad
 
African Literature
African LiteratureAfrican Literature
African Literature
Cj Punsalang
 
OPEN QUIZ - Mumbai quizzers
OPEN QUIZ - Mumbai quizzersOPEN QUIZ - Mumbai quizzers
OPEN QUIZ - Mumbai quizzers
Mumbai Quizzer
 
Bernice eisenstein project.ppt4
Bernice eisenstein project.ppt4Bernice eisenstein project.ppt4
Bernice eisenstein project.ppt4
dennis41
 
General Quiz Jan 30,2014
General Quiz Jan 30,2014General Quiz Jan 30,2014
General Quiz Jan 30,2014
Rakshit Sood
 
Boesman and lena lecture notes(1)
Boesman and lena   lecture notes(1)Boesman and lena   lecture notes(1)
Boesman and lena lecture notes(1)UJ colezzane
 
Boesman and lena lecture notes(2)
Boesman and lena   lecture notes(2)Boesman and lena   lecture notes(2)
Boesman and lena lecture notes(2)UJ colezzane
 
Things fall apart slides
Things fall apart slidesThings fall apart slides
Things fall apart slides
Itumeleng Prudence Mpholo
 
Things fall apart slides
Things fall apart slidesThings fall apart slides
Things fall apart slides
mxolisi ngwenya
 
Things fall apart
Things fall apartThings fall apart
Things fall apart
rupabambhaniya
 
Things fall apart
Things fall apartThings fall apart
Things fall apart
Bob Gembey
 
Shona and great zimbabwe
Shona and great zimbabweShona and great zimbabwe
Shona and great zimbabwereigndrop18
 
Similar to Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi (20)

4
44
4
 
African Literature
African LiteratureAfrican Literature
African Literature
 
Chinua achebe
Chinua achebe Chinua achebe
Chinua achebe
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea BerriochoaChinua Achebe by Chelsea Berriochoa
Chinua Achebe by Chelsea Berriochoa
 
Chinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdf
Chinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdfChinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdf
Chinua-Achebes-Things-Fall-Apart-PowerPoint.pdf
 
Soweto
SowetoSoweto
Soweto
 
African Literature
African LiteratureAfrican Literature
African Literature
 
OPEN QUIZ - Mumbai quizzers
OPEN QUIZ - Mumbai quizzersOPEN QUIZ - Mumbai quizzers
OPEN QUIZ - Mumbai quizzers
 
Bernice eisenstein project.ppt4
Bernice eisenstein project.ppt4Bernice eisenstein project.ppt4
Bernice eisenstein project.ppt4
 
General Quiz Jan 30,2014
General Quiz Jan 30,2014General Quiz Jan 30,2014
General Quiz Jan 30,2014
 
Boesman and lena lecture notes(1)
Boesman and lena   lecture notes(1)Boesman and lena   lecture notes(1)
Boesman and lena lecture notes(1)
 
Boesman and lena lecture notes(2)
Boesman and lena   lecture notes(2)Boesman and lena   lecture notes(2)
Boesman and lena lecture notes(2)
 
Things fall apart slides
Things fall apart slidesThings fall apart slides
Things fall apart slides
 
Things fall apart slides
Things fall apart slidesThings fall apart slides
Things fall apart slides
 
Things fall apart
Things fall apartThings fall apart
Things fall apart
 
Things fall apart
Things fall apartThings fall apart
Things fall apart
 
Shona and great zimbabwe
Shona and great zimbabweShona and great zimbabwe
Shona and great zimbabwe
 
Recently uploaded

Supporting (UKRI) OA monographs at Salford.pptx
Supporting (UKRI) OA monographs at Salford.pptxSupporting (UKRI) OA monographs at Salford.pptx
Supporting (UKRI) OA monographs at Salford.pptx
Jisc
 
Francesca Gottschalk - How can education support child empowerment.pptx
Francesca Gottschalk - How can education support child empowerment.pptxFrancesca Gottschalk - How can education support child empowerment.pptx
Francesca Gottschalk - How can education support child empowerment.pptx
EduSkills OECD
 
Additional Benefits for Employee Website.pdf
Additional Benefits for Employee Website.pdfAdditional Benefits for Employee Website.pdf
Additional Benefits for Employee Website.pdf
joachimlavalley1
 
Synthetic Fiber Construction in lab .pptx
Synthetic Fiber Construction in lab .pptxSynthetic Fiber Construction in lab .pptx
Synthetic Fiber Construction in lab .pptx
Pavel ( NSTU)
 
Model Attribute Check Company Auto Property
Model Attribute  Check Company Auto PropertyModel Attribute  Check Company Auto Property
Model Attribute Check Company Auto Property
Celine George
 
TESDA TM1 REVIEWER FOR NATIONAL ASSESSMENT WRITTEN AND ORAL QUESTIONS WITH A...
TESDA TM1 REVIEWER  FOR NATIONAL ASSESSMENT WRITTEN AND ORAL QUESTIONS WITH A...TESDA TM1 REVIEWER  FOR NATIONAL ASSESSMENT WRITTEN AND ORAL QUESTIONS WITH A...
TESDA TM1 REVIEWER FOR NATIONAL ASSESSMENT WRITTEN AND ORAL QUESTIONS WITH A...
EugeneSaldivar
 
Adversarial Attention Modeling for Multi-dimensional Emotion Regression.pdf
Adversarial Attention Modeling for Multi-dimensional Emotion Regression.pdfAdversarial Attention Modeling for Multi-dimensional Emotion Regression.pdf
Adversarial Attention Modeling for Multi-dimensional Emotion Regression.pdf
Po-Chuan Chen
 
1.4 modern child centered education - mahatma gandhi-2.pptx
1.4 modern child centered education - mahatma gandhi-2.pptx1.4 modern child centered education - mahatma gandhi-2.pptx
1.4 modern child centered education - mahatma gandhi-2.pptx
JosvitaDsouza2
 
Lapbook sobre os Regimes Totalitários.pdf
Lapbook sobre os Regimes Totalitários.pdfLapbook sobre os Regimes Totalitários.pdf
Lapbook sobre os Regimes Totalitários.pdf
Jean Carlos Nunes Paixão
 
Mule 4.6 & Java 17 Upgrade | MuleSoft Mysore Meetup #46
Mule 4.6 & Java 17 Upgrade | MuleSoft Mysore Meetup #46Mule 4.6 & Java 17 Upgrade | MuleSoft Mysore Meetup #46
Mule 4.6 & Java 17 Upgrade | MuleSoft Mysore Meetup #46
MysoreMuleSoftMeetup
 
CACJapan - GROUP Presentation 1- Wk 4.pdf
CACJapan - GROUP Presentation 1- Wk 4.pdfCACJapan - GROUP Presentation 1- Wk 4.pdf
CACJapan - GROUP Presentation 1- Wk 4.pdf
camakaiclarkmusic
 
Operation Blue Star - Saka Neela Tara
Operation Blue Star   -  Saka Neela TaraOperation Blue Star   -  Saka Neela Tara
Operation Blue Star - Saka Neela Tara
Balvir Singh
 
The Challenger.pdf DNHS Official Publication
The Challenger.pdf DNHS Official PublicationThe Challenger.pdf DNHS Official Publication
The Challenger.pdf DNHS Official Publication
Delapenabediema
 
Guidance_and_Counselling.pdf B.Ed. 4th Semester
Guidance_and_Counselling.pdf B.Ed. 4th SemesterGuidance_and_Counselling.pdf B.Ed. 4th Semester
Guidance_and_Counselling.pdf B.Ed. 4th Semester
Atul Kumar Singh
 
Unit 8 - Information and Communication Technology (Paper I).pdf
Unit 8 - Information and Communication Technology (Paper I).pdfUnit 8 - Information and Communication Technology (Paper I).pdf
Unit 8 - Information and Communication Technology (Paper I).pdf
Thiyagu K
 
Digital Tools and AI for Teaching Learning and Research
Digital Tools and AI for Teaching Learning and ResearchDigital Tools and AI for Teaching Learning and Research
Digital Tools and AI for Teaching Learning and Research
Vikramjit Singh
 
The French Revolution Class 9 Study Material pdf free download
The French Revolution Class 9 Study Material pdf free downloadThe French Revolution Class 9 Study Material pdf free download
The French Revolution Class 9 Study Material pdf free download
Vivekanand Anglo Vedic Academy
 
Sha'Carri Richardson Presentation 202345
Sha'Carri Richardson Presentation 202345Sha'Carri Richardson Presentation 202345
Sha'Carri Richardson Presentation 202345
beazzy04
 
Language Across the Curriculm LAC B.Ed.
Language Across the  Curriculm LAC B.Ed.Language Across the  Curriculm LAC B.Ed.
Language Across the Curriculm LAC B.Ed.
Atul Kumar Singh
 
Thesis Statement for students diagnonsed withADHD.ppt
Thesis Statement for students diagnonsed withADHD.pptThesis Statement for students diagnonsed withADHD.ppt
Thesis Statement for students diagnonsed withADHD.ppt
EverAndrsGuerraGuerr
 
Recently uploaded (20)

Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi

  • 1. Umlando kaLincoln Sibusiso Nyembenzi Sizozinquma amakhanda siziyeke. Singegeqe gula funa kuthiwe siyemuka. 1
  • 2. Ukuzalwa, ukukhula, ukufunda nokusebenza • USibusiso Nyembezi wazalwa ngonyaka we-1919 eBabanango, eNyakatho neKwaZulu-Natali. Ungowesibili kubafana abane kwabo. • Amabanga aphansi emfundo wawafunda ngakubo kwase kuthi amabanga aphezulu wawenza eMarianhill, ngasePinetown. • Waphothula iziqu zakhe zika-BA ngonyaka we-1946 e-Unisa emva kwalokho wayesenza i-BA Honours ngowe-1947 eWits. • Ukusuka ngowe-1948 kuya kowe-1953 (isikhathi sokuqala kobandlululo), uNyembezi wafundisa e-University of the Witwatersrdand isiZulu kanye nesiXhosa. • Ngowe-1954 uNyembezi wenza iziqu zakhe ze-MA ne- University of the Witwatersrand. 2
  • 3. Umlando kaNyembezi (uyaqhutshwa) • Ngowe-1955 wathola isikhala sokufundisa e-University College of Fort Hare, eMpumalanga- Koloni (khumbula ukuthi lena yinyuvesi iningi labaholi bezombusazwe abafunde kuyo) • Ngowe-1959 wesula emsebenzini, washiya, ngenxa yemithetho ayengahambisani nayo eyayibekwe wuhulumeni wobandlululo phezu kwamanyuvesi wabantu abamnyama. • Ngemuva kwesikhathi eside engasebenzi, wagcina esethatha umsebenzi wokuhlela izincwadi enkampanini yabashicileli bakwa-Shuter and Shooter eMgungundlovu nokuyilapho agcine esebenza khona waze wathatha umhlalaphansi. • Wedlula emhlabeni ngonyaka we-2000 eneminyaka engama-81. 3
  • 4. Imisebenzi kaNyembezi • Imisebenzi kaNyembezi ingaphezu kweshumi nambili kanti ifaka phakathi kokunye amanoveli, izinkondlo, ubuciko bomlomo, uhlelo lolimi, izichazamazwi kanye nocwaningo. • Kumanoveli wabhala lawa: Mntanami! Mntanami!, Ubudoda Abukhulelwa nethi Inkinsela YaseMgungundlovu. Wahumusha nencwadi yesiNgisi ka-Allan Paton ethi, Cry the Beloved Country, isihumusho sithi: Lafa Elihle Kakhulu. 4
  • 5. Nayi imisebenzi kaNyembezi • 1950. Mntanami! Mntanami! Johannesburg: Bona-Pers. 1953. Ubudoda abukhulelwa. Johannesburg: Shuter and Shooter. • 1954. Zulu Proverbs. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1956. Uhlelo lwesiZulu. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1958. Learn Zulu. Johannesburg: Shuter and Shooter. • 1958. Cry, The Beloved Country, by Alan Paton, into Zulu as Lafa elihle kakhulu. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1961. Inkinsela yaseMgungundlovu. (translated as The Rich Man of Pietermaritzburg, 2008). Johannesburg: Shuter and Shooter. 1963. Imisebe yelanga. Johannesburg: Educum Publishers. 1963. Amahlungu aluhlaza. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1958. Izibongo zamakhosi. Johannesburg: Shuter and Shooter. 1966. Inqolobane yesizwe. (uyihlanganyele no-Otty Ezrom Mandla Nxumalo). Johannesburg: Shuter and Shooter 5
  • 6. Okwenza Inkinsela ibe nedumela • Inoveli iyonke yenzeka ngesonto elilodwa ngokwesikhathi sendaba. Yinto engejwayelekile ukuthi inoveli ithathe isikhathi esifishane kangaka. (Kukhona omunye umbhali, uN.J. Makhaye, oke wazama ukubhala inoveli eyenzeka usuku olulodwa, inoveli ethi, Uze ungikhonzele, kodwa izinga layo kalikho phezulu) • Inoveli yakhe yakhombisa ukwehluka ngokwendikimba emanovelini amaningi esiZulu ayandulelayo: ubugebengu obuhleliwe obuhamba nokuzethemba. Okunye okwenza yehluke inoveli yakhe wukuthi njengoba iningi lamanoveli lalikhombisa ukusuka komuntu endaweni yasemakhaya eya edolobheni, kule noveli sithola umuntu osuka edolobheni ngenhloso yokuyoqola abantu emakhaya. 6
  • 7. Inkinsela (iyaqhutshwa) • Inoveli kaNyembezi yaguqulwa yaba wumdlalo womoya owaba nedumela ngemuva kokuthi seyashicilelwa. • Yaphinde yaguqulelwa noma yahlelelwa ukuthi idlale kumabonakude ngeminyaka yaw-1990. (Kukhona abathile ababephika uma bebuka umdlalo bethi akuyena uNdebenkulu lona okumabonakude sengathi bamazi ngamehlo) Nomdlalo kamabonakude waba nedumela ngangokuthi nanamuhla lokhu kukhona abafisa ukuthi ubuyiswe. • Inoveli yakhe yafundwa ezikoleni, hhayi eNingizimu Afrika kuphela kodwa ngisho naseZimbabwe imbala. Khumbula ukuthi amaNdebele aseZimbabwe ayazisebenzisa kakhulu izincwadi zesiZulu eziphuma ezweni lakithi. 7
  • 8. Inkinsela (iyaqhutshwa) • Ngonyaka kwe-2010 le noveli iphinde yabuyiswa, yagaywa kabusha ngaphansi kohlelo lwe-Reprinting South African Classics nokuwuhlelo olugqugquzelwe lwaphinde lwaxhaswa wuMnyango woBuciko naMasiko kuZwelonke (National Department of Arts and Culture). • Ngonyaka odlule le noveli ihlelelwe ukuthi idlale njengomdlalo womoya ezweni laseZimbabwe. • Iphinde yaqokwa njengezinye zezincwadi eziyi-100 ezihamba phambili e-Africa. (Bheka nasi isixhumanisi https://www.indiana.edu/~libsalc/africa/scripts/awards1.php?award=3) • Le noveli ingenye yamanoveli esiZulu ambalwa ahunyushelwe esiNgisini (The Richman of Pietermaritzburg) kanye nasesiSuthwini (Kgabane ya Mokokotlofo), kanti izophinde ihunyushelwe kwezinye izilimi ngaphansi kwe-Reprinting South African Classics 8
  • 9. Ukuhluza inoveli kafushane Indaba ngamafuphi: • Lena yinoveli yobugebengu obuhleliwe obenziwa ngumuntu onesibindi. Inoveli yenzeka ngesikhathi seminyaka yawo-1950 lapho uhulumeni owayephethe ngaleso sikhathi ayeshaye umthetho wokuthi abantu banciphise imfuyo ngoba iqeda amadlelo. • UNdebenkulu usuka eMgungundlovu uyoqola abanumzane abahlonishwayo eNyanyanyadu, bude buduze naseDandi. 9
  • 10. Indaba ngamafuphi (iyaqhutshwa) • Indaba iqala lapho uMkhwanazi, omunye wabanumzane abahlonishwayo eNyanyadu, ethola incwadi evela kuCC Ndebenkulu. Kule ncwadi uNdebenkulu ubeka isifiso sokuvakashela eNyanyadu ngenhloso yokusiza abanumzane bendawo bakwazi ukuthengisa izinkomo zabo ngamanani abafanele. 10
  • 11. Indaba ngamafuphi (iyaqhutshwa) • Ekufikeni kwakhe uNdebenkulu, uzibeka njengomuntu osezingeni eliphezulu nofundile • Uba nemihlangano nabanumzane bendawo – uyaphumelela ukukhohlisa uMkhwanazi ukuze amnike izinkomo zakhe ayomthengisela. • Ngosuku lokuhamba kwezinkomo uNdebenkulu (obuye aziwe ngelika-EE Mlomo) uyabanjwa akhalelwe amasongo kaSigonyela. 11
  • 12. Izindikimba • Indikimba enkulu kule noveli yileyo yokuqolwa kwabantu basemakhaya yisigebengu esivela edolobheni. UNyembezi wenza okungavamile ukuthi asethulele umlingiswa ophuma edolobheni aye emakhaya kanti imibhalo eminingi yangaleso sikhathi ibiveza abalingiswa abasuka emakhaya baye emadolobheni bese bephenduka 12
  • 13. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • UNdebenkulu usebenzisa ithuba ngoba enolwazi lokuthi abantu bakhathazekile ngendaba yokuncishiswa kwemfuyo (ngokomthetho owawusanda kushaywa) kanti uma bezithengisela bona izinkomo bathola imali encane. 13
  • 14. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Imfundo: ngenye yezindikimba esizithola kule noveli. UNdebenkulu usebenzisa imfundo nolwazi lwakhe ukuqola abantu. Uthi wazana nabeLungu abaphezulu futhi uma bembhalela abakhohlwa ukubhala bathi uyisikwaya. • UThemba uyasikhombisa ukuthi abantu bendawo sebeqala ukuya nasezikhungweni zemfundo ephakeme. Imfundo yakhe imenza ayisole le ndaba kaNdebenkulu. 14
  • 15. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Ubandlululo: umthetho wokuncishiswa kwemfuyo yabantu abamnyama uyinkomba yobandlululo. Lapha siphinde sithole abantu bezicindezela noma bezibukela phansi bona ngokwabo. UmLungu uthathwa njengomuntu ophezulu (yikho uNdeb. ethi ubhalelana nabeLungu), idolobha liyindawo ephambili: umuntu ovela edolobheni uyahlonishwa (self- inferiority complex) 15
  • 16. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Impilo yasemakhaya isemuva kuneyasedolobheni: siyathola kuqhathaniswa impilo yalezi zindawo. UNdebenkulu uthi ngolunye usuku: ‘Nisesemuva, Mkhwanazi.’ ‘Nisagibela amakalishi? Ukuba bengazi ngabe ngize ngemoto.’ Umqondo obusa abantu ngowokuthi abasedolobheni kumele bakhanyisele/baphucule abasemakhaya. 16
  • 17. Izindikimba (Ziyaqhutshwa) • Umnotho wasemakhaya: imfuyo nokulima. Abanumzane bendawo bafuyile futhi bayalima (isibonelo: uMkhwanazi). Lena yindlela yempilo emakhaya futhi iletha ukuhlonipheka kubanumzane. UNdebenkulu uyakwazi lokhu – yikho enquma ‘ukuyosiza’ ngokubathengisela izinkomo • Wena uthini? 17
  • 18. Isizinda • Indawo: eNyanyadu, emakhaya aseduze nedolobha laseDandi. • Isikhathi: ngesakudala lapho uHulumeni wobandlululo ayeshaye umthetho wokuthi abantu abamnyama banciphise imfuyo • Isimo senhlalo: lapha sikhuluma ngokuthi abantu bangalesi sikhathi imfuyo bekuyigugu, ukulima kuyimpilo yemihla, umnotho kuyimfuyo 18
  • 19. Abalingiswa • Sizokhumbula ukuthi ngabantu abasungulwa ngumlobi ukuze indaba yakhe ixoxeke. Abalingiswa bethulwa ngezindlela ezahlukahlukene: • 1. Ukugqoka • 2. Abakukhulumayo nokukhulunywa ngabo • 3. Ukuchaza kombhali • 4. Imicabango 19
  • 20. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UNdebenkulu: ugqoka izinto athi zibiza imali; ukhuluma ngokuzikhukhumeza; ukwenza kwakhe kukhombisa ukubukela abanye abantu phansi; abantu bacabanga izinto ezahlukene ngaye ngoba kukhona abasola ukuthi uyiqola kanti kukhona abamethembayo njengomuntu ohlala edolobheni futhi owazana nabeLungu abakhulu. Lo mlingiswa akakhuli…. 20
  • 21. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UMkhwanazi: ugqoka ngendlela ekhombisayo ukuthi ungumuntu ozisebenzela ngezandla; imfuyo uyikhonzile futhi angenza noma yini ukuze ayivikele (iyisithunzi sakhe njengendoda); abanye abantu bacabanga ukuthi uqotho futhi uhloniphekile (yingakho uNdebenkulu ebhalela yena esikhundleni sabanye abanumzane) 21
  • 22. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UMkhwanazi kukhomba ukuthi akayile esikoleni futhi usheshe akholwe kalula. • UMaNtuli: uchazwa wumlobi njengowesifazane okhuthele; unolaka; imicabango nezinkulumo aba nazo kanye nabanye abalingiswa kukhomba ukuthi uyishaya emuva ayishaye phambili 22
  • 23. Abalingiswa (Bayaqhutshwa) • UThemba: indlela akhuluma ngayo nabantu abadala ikhombisa ukuthi ukhuliswe ngenhlonipho; indlela acabanga ngayo imveza ukuthi imfundo imenze wahlakanipha kangcono (ufunda ekolishi); siyathola ukuthi usegqoka amabhulukwe amade (ubude bebhulukwe bukhomba ukukhula koligqokayo, kanti ukukhula koligqokayo kusho ukuhluzeka) 23
  • 24. Izincwadi ongazifunda • Ntuli, J H – The Conception and Evolution of Characterisation in the Zulu novel • Kunene, Daniel P – The Zulu novels of Sibusiso Nyembezi: A Critical Appraisal 24