SlideShare a Scribd company logo
Amabizoqoqa
• Kuyenzeka igama elilodwa lisho izinto eziningi
ezindawonye. Ungawachaza la magama:
- A) imfuyo
- B) isivivane
- C) ithala
- D) isimoba
1
Igama elilodwa ngamazwi amaningi
• Chaza igama elilodwa ngamazwi amaningi:
- ubhedu
- Ugume
- Uhlelenjwayo
- Umbhotshozelwa
- Isithubi
- Isicukwane
- isithwalaphishi
2
Igama elilodwa elimele amazwi
amaningi
• Esikhundleni sokuchaza kabanzi siyakwazi ukusebenzisa igama
elilodwa esikhundleni samaningi:
(a) abantu abazalwa ebukhosini (abantwana);
(b) inyama yenkomo ephekwe ngokugxajiswa nedliwa isipholile
(ikhuthu);
(c) umpheme wokusitha umoya ungangeni endlini, ezindlini
zasemakhaya (iguma)
Ake usho igama libe linye lalokhu:
(d) umuntu ongenayo indawo yokuhlala noma ikhaya
(e) ummbila omusha osanda kuvuthwa
(f) isimo sokulangazelela inyama ngokweqile
(g) isigxobo okukhulekwa kuso inkonyane
3
Amagama adidaniswayo
Kunamagama acishe abizeke futhi abhaleke
ngokufana. Imvamisa siyawadidanisa la magama
1. izibele/amabele
2. umthubi/isithubi
3. amadlebe/izindlebe
4. ukhezo/inkezo
5. izindevu/amadevu
6. inkaba/umkhaba/isikhaba
7. amathumbu/ubuthumbu
4
Okunye ngezincazelo
Njengoba sike sasho ngaphambilini ukuthi
incazelo yegama ayikho egameni uqobo noma
kuleyo nto esiyibiza ngalelo gama. Abukho
ubudlelwano obuqondile phakathi kwegama
nalokho elikushoyo. Incazelo siyithola
esivumelwaneni phakathi kwabakhulumi bolimi
ngalunye. La magama angasho izinto ezingafani
ezilimini ezahlukene: into (IsiZulu; IsiNgisi),
kanye (isiZulu; isiNgisi), mule (isiZulu; isiNgisi)
5
Izifenqo, izisho nezaga
• Izifenqo nezaga ziyasikhombisa ukuthi incazelo
iphinde ingatholakali emagameni ngqo:
• - uyithanda ukufa intombi yakhe
• - uyisikhokho ngempela nja yami
• - Inkukhu yanqunywa umlomo.
• - ukuhamba ijuba likaNowa
• - Amabonabonane ashiwo uGcugcwa.
• - Izandla ziyagezana.
6

More Related Content

What's hot

Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
prudence Masango
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
Aubrey Hlongwane
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
vivian khanye
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
Nozipho Lungile Poswa
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
laurencia Motloung
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
SIYINI ISENZO
SIYINI ISENZOSIYINI ISENZO
SIYINI ISENZO
Bongumenzi Mtshali
 
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdfIzingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Andile Ntimbane
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
Sibusiso Buthelezi
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
Xolani Knowledge Dlamini
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
Nonhlanhla Manana
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
Themba Mphiti
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptxMETHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
NOMVULA SIMELANE
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
Ntombikayise Gwala
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.Celumusa Nkabinde
 
IZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdf
IZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdfIZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdf
IZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdf
Andile Ntimbane
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha

What's hot (20)

Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
SIYINI ISENZO
SIYINI ISENZOSIYINI ISENZO
SIYINI ISENZO
 
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdfIzingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptxMETHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
IZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdf
IZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdfIZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdf
IZIMPAMBOSI ZESENZO (VERB DERIVATIVES).pdf
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 

Isifundo sezincazelo siyaqhutshwa

  • 1. Amabizoqoqa • Kuyenzeka igama elilodwa lisho izinto eziningi ezindawonye. Ungawachaza la magama: - A) imfuyo - B) isivivane - C) ithala - D) isimoba 1
  • 2. Igama elilodwa ngamazwi amaningi • Chaza igama elilodwa ngamazwi amaningi: - ubhedu - Ugume - Uhlelenjwayo - Umbhotshozelwa - Isithubi - Isicukwane - isithwalaphishi 2
  • 3. Igama elilodwa elimele amazwi amaningi • Esikhundleni sokuchaza kabanzi siyakwazi ukusebenzisa igama elilodwa esikhundleni samaningi: (a) abantu abazalwa ebukhosini (abantwana); (b) inyama yenkomo ephekwe ngokugxajiswa nedliwa isipholile (ikhuthu); (c) umpheme wokusitha umoya ungangeni endlini, ezindlini zasemakhaya (iguma) Ake usho igama libe linye lalokhu: (d) umuntu ongenayo indawo yokuhlala noma ikhaya (e) ummbila omusha osanda kuvuthwa (f) isimo sokulangazelela inyama ngokweqile (g) isigxobo okukhulekwa kuso inkonyane 3
  • 4. Amagama adidaniswayo Kunamagama acishe abizeke futhi abhaleke ngokufana. Imvamisa siyawadidanisa la magama 1. izibele/amabele 2. umthubi/isithubi 3. amadlebe/izindlebe 4. ukhezo/inkezo 5. izindevu/amadevu 6. inkaba/umkhaba/isikhaba 7. amathumbu/ubuthumbu 4
  • 5. Okunye ngezincazelo Njengoba sike sasho ngaphambilini ukuthi incazelo yegama ayikho egameni uqobo noma kuleyo nto esiyibiza ngalelo gama. Abukho ubudlelwano obuqondile phakathi kwegama nalokho elikushoyo. Incazelo siyithola esivumelwaneni phakathi kwabakhulumi bolimi ngalunye. La magama angasho izinto ezingafani ezilimini ezahlukene: into (IsiZulu; IsiNgisi), kanye (isiZulu; isiNgisi), mule (isiZulu; isiNgisi) 5
  • 6. Izifenqo, izisho nezaga • Izifenqo nezaga ziyasikhombisa ukuthi incazelo iphinde ingatholakali emagameni ngqo: • - uyithanda ukufa intombi yakhe • - uyisikhokho ngempela nja yami • - Inkukhu yanqunywa umlomo. • - ukuhamba ijuba likaNowa • - Amabonabonane ashiwo uGcugcwa. • - Izandla ziyagezana. 6