UMLANDO KAMUFI IBANGA-11

 ●Abafundi kumele bekwazi ukuchaza ukuthi uyini
umlando kaMufi futhi ubhalwa kanjani
 ●Abafundi kumele bazkwazi ukuthi kubaluleke
ngani ukubhalwa komlando kaMufi .
 ●Abafundi kume bekwazi ukubhala izigaba
ezihlukene eziqukethe amaphuzu akhona uma
kubhalwa umlando kaMufi
IMPHUMELA
YESIFUNDO

Umbhalo olanda noma ositshela kabanzi ngempilo
yomuntu osendlulile emhlabeni.
Umlando ubaluleke ngokuthi kwazisa ukuthi umuntu
usendlulile emhlabeni
Uyindlela yokudluliswa noma ukwazisa ukuthi
umuntu ubeyinxenye yomphakathi futhi uwadlalile
namagalelo akhe emphakathini.
Uyini umlando ka mufi?

 Bhala amagama kamufi aphelele.
 Bhala amagama abazali bakamufi (Veza ukuthi
basakhona emhlabeni noma abasekho).
 Bhala usuku azalwa ngalo nandlule ngalo emhlabeni
 Bhala indawo azalelwa kuyo.
Esingenisweni

Isigaba sokuqala
-Veza amazinga emfundo adlule kuwo
 Amabanga aphansi
 Amabanga athethuthu
 Amabanga aphezulu (kwanqondonkulu)
Isigaba sesibili
 Veza imikhakha asebenze kuyo
 Iqhaza alibambile ekuthuthukiseni umphakathi
wangakubo
EMZIMBENI

 Abantu abayigazi abashiyile
Ekugcineni uphetha ngomusho wokuvalelisa
- Lala Ngoxolo
- Lala uphumule
- Sohlala sikukhumbula
ESIPHETHWENI

UNjabulo Taliyana wazalwa ngu Isaac Taliyana eno Sophie
Taliyane abangasekho emhlabeni. Uzalwe zingama-25 ku
Ndasa kowe 1992 ezalelwa endaweni yase Nquthu. Usishiye
emva kokugula isikhathi eside ube esesishiya emhlabeni
zingama – 20 ku Mfumfu kowezi 2022.
Uqale amabanga akhe emfundo ephansi e-Tholimfundo
Primary School ngonyaka 1997. Waqala amabanga akhe
aphezulu e-Makhoba High School lapho aphothula khona
izifundo zakhe zikamatikuletsheni ngonyaka ka 2009, wenza
izifundo zobuthishela eNyuvesi yakwa Zulu Natal lapjo
akonyeliswa khona ngeziqu zakhe.
Umlando ka NJABULO
TALIYANA

 Uqale ukusebenza e-Langa High School la abese
eficwa khona ukufa. Ubambe iqhaza elihle kakhulu
emphakathini lokuthi ebehlanganisa izingane
ezincane zasemphakathini ezozifundisa ukufunda
izindatshana
 Ushiye emhlabeni umkakhe, nendodakazi yakhe
kanye nabafowabo abathathu. Lala ngoxolo
Taliyana.

 Kudlule emhlabeni umculi odumile enikhule
naye.Umndeni ukucelile ukuba
uwulekelele ekubhaleni umlando kamufi.
Umsebenzi waseKhaya

Presentation1 ISIZULU.pptx

  • 2.
  • 3.
      ●Abafundi kumelebekwazi ukuchaza ukuthi uyini umlando kaMufi futhi ubhalwa kanjani  ●Abafundi kumele bazkwazi ukuthi kubaluleke ngani ukubhalwa komlando kaMufi .  ●Abafundi kume bekwazi ukubhala izigaba ezihlukene eziqukethe amaphuzu akhona uma kubhalwa umlando kaMufi IMPHUMELA YESIFUNDO
  • 4.
     Umbhalo olanda nomaositshela kabanzi ngempilo yomuntu osendlulile emhlabeni. Umlando ubaluleke ngokuthi kwazisa ukuthi umuntu usendlulile emhlabeni Uyindlela yokudluliswa noma ukwazisa ukuthi umuntu ubeyinxenye yomphakathi futhi uwadlalile namagalelo akhe emphakathini. Uyini umlando ka mufi?
  • 5.
      Bhala amagamakamufi aphelele.  Bhala amagama abazali bakamufi (Veza ukuthi basakhona emhlabeni noma abasekho).  Bhala usuku azalwa ngalo nandlule ngalo emhlabeni  Bhala indawo azalelwa kuyo. Esingenisweni
  • 6.
     Isigaba sokuqala -Veza amazingaemfundo adlule kuwo  Amabanga aphansi  Amabanga athethuthu  Amabanga aphezulu (kwanqondonkulu) Isigaba sesibili  Veza imikhakha asebenze kuyo  Iqhaza alibambile ekuthuthukiseni umphakathi wangakubo EMZIMBENI
  • 7.
      Abantu abayigaziabashiyile Ekugcineni uphetha ngomusho wokuvalelisa - Lala Ngoxolo - Lala uphumule - Sohlala sikukhumbula ESIPHETHWENI
  • 8.
     UNjabulo Taliyana wazalwangu Isaac Taliyana eno Sophie Taliyane abangasekho emhlabeni. Uzalwe zingama-25 ku Ndasa kowe 1992 ezalelwa endaweni yase Nquthu. Usishiye emva kokugula isikhathi eside ube esesishiya emhlabeni zingama – 20 ku Mfumfu kowezi 2022. Uqale amabanga akhe emfundo ephansi e-Tholimfundo Primary School ngonyaka 1997. Waqala amabanga akhe aphezulu e-Makhoba High School lapho aphothula khona izifundo zakhe zikamatikuletsheni ngonyaka ka 2009, wenza izifundo zobuthishela eNyuvesi yakwa Zulu Natal lapjo akonyeliswa khona ngeziqu zakhe. Umlando ka NJABULO TALIYANA
  • 9.
      Uqale ukusebenzae-Langa High School la abese eficwa khona ukufa. Ubambe iqhaza elihle kakhulu emphakathini lokuthi ebehlanganisa izingane ezincane zasemphakathini ezozifundisa ukufunda izindatshana  Ushiye emhlabeni umkakhe, nendodakazi yakhe kanye nabafowabo abathathu. Lala ngoxolo Taliyana.
  • 10.
      Kudlule emhlabeniumculi odumile enikhule naye.Umndeni ukucelile ukuba uwulekelele ekubhaleni umlando kamufi. Umsebenzi waseKhaya