IZINKONDLO
LP Molife
30 Mandulo 2021
Ekugcineni kwalesi Sifundo kumele:
 Ukwazi ukuthi zingakhi izimpawu zenkondlo
 Ukwazi ukuzikhomba izimpawu zenkondlo
 Ukwazi ukuthi yini ukuxhumana
 Ukwazi isakhiwo sangaphandle kanye nesangaphandle
 Izinhlobo zezinkondlo
ISIBONELO SENKONDLO
IZINKONDLO
◦Ngabe ikuphi esikukhumbulayo kanti futhi
esikwaziyo ngezinkondlo?
IZINKONDLO
Izinkondlo ziqukethe isakhiwo sangaphandle kanye nesakhiwo
sangaphakathi
Isakhiwo sangaphandle
◦ Isakhiwo sangaphandle ilapho sithola khona izimpawu ngaphandle kwenkondlo, kanti lapha akudingeki
nokuthi uyifunde inkondlo.
◦ Nakhu okutholakala ngaphansi wesakhiwo sangaphandle
◦ Indiyana/Isigaba
◦ Imvumelwano
◦ Isigqi
◦ Ukuphinda amaphethini
◦ Impindwa
◦ imfanamsindo
Isakhiwo sangaphakathi
◦ Isakhiwo sangaphakathi izimpawu zakhona sizithola ngokuthi siyifunde inkondlo.
◦ Nakhu okutholakala ngaphansi kwesakhiwo sangaphakathi.
◦ Imfanekiso mqondo
◦ Isifaniso
◦ Isingathekiso
◦ Uphawu
◦ Ukwenza samuntu
Isakhiwo sangaphakathi…ukuqhutshwa
◦ Ukuxhumana kwemiqondo
◦ Ukuxhumana siqalo
◦ Ukuxhumana sigcino
◦ Ukuxhumana ukuyinxemu
Uhlobo lwezinkondlo
Ilirikhi – Loluhlobo lwenkondlo luqukethe imizwa yomlobi
- lapha imbongi ikhululekile ukusho nanoma ngabe yini eyizwayo.
I-eleji – Lenkodlo iveza isililo sembongi, lapha kujwayeleke ukuthi ibe ngomuntu osedlule emhlabeni.
- lapha kulenkondlo uyashesha ukwazi ukuthola isimo sembongi
i-ephikhi – Lenkondlo yona ixoxa indaba esamlando.
- Indlela yobunkondlo iyonaeveza kabanzi izigameko ezithile.
Isonethi – imvamisa lenkondlo iba nemigqa eyi-14
- lenkondlo yesonethi ejwayelekile ngeyase Ntaliyane kanti ihlukaniswa izigaba ezimbili.
- kuvame ukuthi umugqawokuqala uqukethe umqondo ohlukile kulona womugqa wesibili.
Uhlobo lwezinkondlo… ukuqhutshwa
Izibongo zesimanje – Lezi zinkondlo zikhomba indlela enstha noma indlela yokubhala izinkondlo zesimanje.
- Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano.
Umbhinqo – Loluhlobo alufani nezinye zezinkondlo ezincomayo. Lohlobo lugxeka isimo noma ukuziphatha komuntu othize.
- Akubona bodwa abantu kuphela lenkondlo ebagxekayo kodwa kwezinye izikhathi igxeka noma yini
engahambisani nenhlalo yabantu
Imibuzo…..
◦ Ukufinqa isifundo
◦ Ukubonga

Izinkondlo (Isakhiwo)

  • 1.
  • 2.
    Ekugcineni kwalesi Sifundokumele:  Ukwazi ukuthi zingakhi izimpawu zenkondlo  Ukwazi ukuzikhomba izimpawu zenkondlo  Ukwazi ukuthi yini ukuxhumana  Ukwazi isakhiwo sangaphandle kanye nesangaphandle  Izinhlobo zezinkondlo
  • 3.
  • 4.
    IZINKONDLO ◦Ngabe ikuphi esikukhumbulayokanti futhi esikwaziyo ngezinkondlo?
  • 5.
    IZINKONDLO Izinkondlo ziqukethe isakhiwosangaphandle kanye nesakhiwo sangaphakathi
  • 6.
    Isakhiwo sangaphandle ◦ Isakhiwosangaphandle ilapho sithola khona izimpawu ngaphandle kwenkondlo, kanti lapha akudingeki nokuthi uyifunde inkondlo. ◦ Nakhu okutholakala ngaphansi wesakhiwo sangaphandle ◦ Indiyana/Isigaba ◦ Imvumelwano ◦ Isigqi ◦ Ukuphinda amaphethini ◦ Impindwa ◦ imfanamsindo
  • 7.
    Isakhiwo sangaphakathi ◦ Isakhiwosangaphakathi izimpawu zakhona sizithola ngokuthi siyifunde inkondlo. ◦ Nakhu okutholakala ngaphansi kwesakhiwo sangaphakathi. ◦ Imfanekiso mqondo ◦ Isifaniso ◦ Isingathekiso ◦ Uphawu ◦ Ukwenza samuntu
  • 8.
    Isakhiwo sangaphakathi…ukuqhutshwa ◦ Ukuxhumanakwemiqondo ◦ Ukuxhumana siqalo ◦ Ukuxhumana sigcino ◦ Ukuxhumana ukuyinxemu
  • 9.
    Uhlobo lwezinkondlo Ilirikhi –Loluhlobo lwenkondlo luqukethe imizwa yomlobi - lapha imbongi ikhululekile ukusho nanoma ngabe yini eyizwayo. I-eleji – Lenkodlo iveza isililo sembongi, lapha kujwayeleke ukuthi ibe ngomuntu osedlule emhlabeni. - lapha kulenkondlo uyashesha ukwazi ukuthola isimo sembongi i-ephikhi – Lenkondlo yona ixoxa indaba esamlando. - Indlela yobunkondlo iyonaeveza kabanzi izigameko ezithile. Isonethi – imvamisa lenkondlo iba nemigqa eyi-14 - lenkondlo yesonethi ejwayelekile ngeyase Ntaliyane kanti ihlukaniswa izigaba ezimbili. - kuvame ukuthi umugqawokuqala uqukethe umqondo ohlukile kulona womugqa wesibili.
  • 10.
    Uhlobo lwezinkondlo… ukuqhutshwa Izibongozesimanje – Lezi zinkondlo zikhomba indlela enstha noma indlela yokubhala izinkondlo zesimanje. - Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano. Umbhinqo – Loluhlobo alufani nezinye zezinkondlo ezincomayo. Lohlobo lugxeka isimo noma ukuziphatha komuntu othize. - Akubona bodwa abantu kuphela lenkondlo ebagxekayo kodwa kwezinye izikhathi igxeka noma yini engahambisani nenhlalo yabantu
  • 11.