SlideShare a Scribd company logo
1 of 26
Download to read offline
Ukuhlelwa kwamagama
Impokophelo
Ngemuva kwalesi sifundo kulindeleke ukuthi bazi lokhu:
• Ukuhlela amagama ngokwendlela kaVan Wyk
• Kumele abafundi bakwazi ukuhlukanisa amagama ngokwezingcezu
zawo.
• Kumele bakwazi ukubheka indlela amagama asebenza ngayo
emshweni.
Amagama
• Igama yingxenye noma yisakhiwo esithile esibenza nesinye kumbe
nezinye ukwakha igama eliphelele.
• Amagama ahlukene ngezindlela ezihlukene, lokho kudalwa
wumqondo osuke ewuqukethe kanye nesakhiwo sakhona.
Amagama
• Igama yindlela esetshenziswayo ukuqamba izinto ezithile. Igama
kufanele linikeze umqondo, noma lihlukaniseke ngokwezakhi
ezithile, eziletha umqondo egameni ngokubanzi/eliphelele.
• Ngokwabacwaningi igama lithathwa njengegama uma likwazi
ukucutshungulwa kusetshenziswa imikhakha emine yolimi.
Amagama
• UVan Wyk amagama uwahlukanisa kanjena:
• Ibizo (noun): imbuzi, itshali, incwadi
• Isabizwana (pronoun): yona, lona, yona
• Isandiso (adverb): kabi, emini, kude
• Isenzo (verb): hleka, phuza, shesha
• Isibabazo (interjection): Mameshane! Hawu! Habe!
• Isenzukuthi (ideophone): ngqi, shwi, bhalakaxa
• Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezo, ngulowo, yilaba
• Igama elingakwazi ukuzimela (particle word)
• Na, nga, yi, li
Amagama
• Amagama angenhla akhombisa indlela yokuhlukanisa amagama
ngokononina. Lokhu kuchaza ukuthi indlela ahlonzwe ngayo
kusetshenziswe imikhakha yolimi. Isibonelo onke amagama aziwa
ngokuthi ngamabizo, asebenzisa indlela eyodwa uma ehlukaniswa
ngokwemofoloji.
Amagama
• Imofoloji yebizo ithi, ibizo lakhiwa yisiqalo nesiqu. Onke amabizo anelizi
zakhi.
• Umuntu = umu+ntu
• Isitsha= isi+tsha
• Inja= in+ja
• Kuyenzeka ke ibizo lifake izijobelelo. Lokhu kushintsha umqondo
wegama. Isibonelo
• Umuntu+ana= umntwana
• Isithembu+ana=isithenjana
• Umfo+kazi=umfokazi
Amagama
• Nesabizwana naso sihlukaniseka ngendlela efanayo. Umehluko
kuba ukuthi hlobo luni lwesabizwana olwakhiwayo. Isibonelo
isabizwana soqobo sisebenzisa isivumelwano esebizo bese
sihlanganiswa nonkamisa u-o kujotshelelwe u-na. kanti isabizwana
sokubala sihlanganisa isakhi ula kanye nesivumelwano sebizo.
Izibonelo
• U+e+na= yena/wena
• Ba+o+na=bona
• li+o+na= lona
Amagama
• Amagama angakwazi ukuzimela atholakala esiZulwini yilawa:
• U-na oyisakhi sokuhlobanisa/igama elingakwazi ukuzimela elikhomba
ukuhlobanisa
• Nginamahloni.
• Kuneqatha elilodwa elisele ebhodweni.
• Izakhi zesifaniso/zokuqhathanisa:
• BangangoZulu eya eMakheni.
• Liqine njengetshe ikhanda lakhe.
• Bamlahlise okwenyongo yenyathi.
Amagama
• Isakhi esikhombisa ukuthi into yenziwa ngani:
• Ushaya ingede ngoju.
• Inkomo ihlatshwe ngommese.
• Isakhi esikhomba ubunikazi/ubumnini
• Isango lenyuvesi
• Usuku lwakhe lokuzalwa.
Amagama
• Isakhi sikandaweni
• Kwaninalume eDududu
• Ngisaya kubaba.
• Isakhi/igama elikhomba ukuyalela (hortative)
• Ake niyeke umsindo
• Ake sithi shelele.
• Isakhi sesibanjalo
• Uyinsizwa njalo.
• Kuyintonjana nakho bo!
• Bangabafana
Amagama
• UVan Wyk usebenzisa amazinga/imikhakha yokucwaningwa
kwezilimi ukuhlonza amagama: Ifonoloji (umkhakha ogxile
emisindweni), Imofoloji (umkhakha ogxile ekwakhiweni
kwamagama), Isemanthiksi (umkhakha ogxile ekulandelaneni
kwamagama/kwezakhi emshweni/egameni)
Amagama
• UVan Wyk uwehlukanisa kanjena amagama:
• Ibizo (noun): isitha, isitsha, umuntu
• Isabizwana (pronoun): sona, zona, yena
• Isandiso (adverb): kahle, ekuseni, kude
• Isenzo (verb): dlala, thela, thinta
• Isibabazo (interjection): halala! Hawu! Habe!
Amagama
• Isenzukuthi (ideophone): ngqi, khilikithi, mimiliti
• Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezi,
ngulowo, yilona
• Igama elingakwazi ukuzimela (particle word)
• Uma izinyawo zinkulu bayaphela osayizi. / Uma izinyawo ziba
nkulu bayaphela osayizi
• Uma umkhulu kakhulu izifo zisheshe zikungene. / Uma uba mkhulu
kakhulu izifo zisheshe zikungene. [This occurs mainly with the
verb be]
Amagama
• Izibonelo zamagama angakwazi ukuzimela: yinja; nginamahloni,
njenga-, nganga-, okwa-
• ngokukaVan Wyk isibanjalo, isiphawulo, isibaluli, inani kanye
nongumnini akuwona amagama kodwa yiqoqo lamagama.
• Okuphawulekayo uVan Wyk ubuye afake isibanjalo sokukhomba
kanje namagama angakwazi ukuzimela (particle words).
Amagama
• UVan Wyk uphinde athi amagama angasebenza ngalezi zindlela
ezine:
• Igama liyakwazi ukusuka endaweni ethile emshweni liye kwenye
indawo (transposability):
• Umfana udlala ibhola.
• Udlala ibhola umfana.
• Umfana ibhola uyalidlala.
• Ibhola umfana uyalidlala.
Amagama
• Separability: Igama liyehlukaniseka ngokufaka elinye phakathi
kwamagama.
• USipho uthanda imicimbi./ USipho yena uthanda imicimbi.
• UShabalala akasafuni ukudlalela iChiefs./ UShabalala impela
akasafuni ukudlalela iChiefs. / UShabalala akasafuni ngempela
ukudlalela iChiefs.
Amagama
• Replaceability: Ungakwazi ukufaka igama esikhundleni selinye
igama. (Isabizwana ngesinye sezibonelo sale ndlela yokuhlonza
amagama). Ake sibheke nazi ezinye:
• Uma amakhiwane emahle kakhulu asuke esebolile.
• Uma amakhiwane eba mahle kakhulu asuke esebolile.
Amagama
• Isolatability: Igama liyakwazi ukuzimela gelekeqe ngaphandle
kokuncika kwelinye. Nasi isibonelo:
• Ubaba ubehlabeni ngempelasonto? Inkukhu.
• Umama uyephi? Esontweni.
Amagama
• Igama elaziwa njengebizo lingasebenza ngalezi zindlela emshweni:
• Njengomenzi/nhloko
Umama ukha Amanzi
Umfana udlala ibhola
Umzala ufunda incwadi
Amagama
Lingasebenza njengomenziwa
Umama ukha amanzi
Umfana udlala ibhola
Ingane idla ukudla
Lingasebenza njengondaweni:
Umama uye emsebenzini
Umfana usesontweni
Ugogo usemthonjeni
Amagama
Lingasebenza ukusekela igama elingakwazi ukuzimela:
• UBuhle uhambe nomama
• Umalume uye kumkhulu
• Isilo singangezwe laso
Amagama
• Usobizo uqukethe isabizwana
• Sona singasebenza ngalezi zindlela:
Singalandela ibizo:
Umama yena uhambile
Umalume yena ukhona
Abafundi bona bayabhala
Amagama
• Singandulela ibizo:
Yena umkhulu uyadla
Wona Amanzi awekho
Bona abebala bafikile
Amagama
• Singalandelana nezinye:
Ngifuna bona bodwa.
Bona bonke abekho
Sidlala nabo bodwa
Ngiyabonga!!!

More Related Content

What's hot (20)

FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Ukulwangisa
UkulwangisaUkulwangisa
Ukulwangisa
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdfIzingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
IZINHLOBO ZEMISHO.pptx
IZINHLOBO ZEMISHO.pptxIZINHLOBO ZEMISHO.pptx
IZINHLOBO ZEMISHO.pptx
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Umlando wemibhalo yesi zulu(1)
Umlando wemibhalo yesi zulu(1)Umlando wemibhalo yesi zulu(1)
Umlando wemibhalo yesi zulu(1)
 
Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
ukwakheka kolimi
ukwakheka kolimiukwakheka kolimi
ukwakheka kolimi
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdfLecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
 

Similar to Amagama Week 04.pdf

Introducing parts of speech
Introducing parts of speechIntroducing parts of speech
Introducing parts of speechWali Dahri
 
BUILDING VOCABULARY.pptx
BUILDING VOCABULARY.pptxBUILDING VOCABULARY.pptx
BUILDING VOCABULARY.pptxFMSHSISCOF
 
Foley grammar book
Foley grammar bookFoley grammar book
Foley grammar bookfoley59658
 
Foley grammar book
Foley grammar bookFoley grammar book
Foley grammar bookfoley59658
 
Parts of speech
Parts of speechParts of speech
Parts of speechsjcmejl
 
Foley grammar book
Foley grammar bookFoley grammar book
Foley grammar bookfoley59658
 
6. preposition { b.sc. agriculture }
6. preposition {  b.sc. agriculture }6. preposition {  b.sc. agriculture }
6. preposition { b.sc. agriculture }Agri Rahulic
 
Korean language guide (2013) pdf
Korean language guide (2013)   pdfKorean language guide (2013)   pdf
Korean language guide (2013) pdfMark Garrido
 
MADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUN
MADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUNMADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUN
MADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUNGelBienLincuna
 
English Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptx
English Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptxEnglish Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptx
English Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptxFoche Francis Fumoloh
 
Aula 1 morphemes and allomorphs
Aula 1   morphemes and allomorphsAula 1   morphemes and allomorphs
Aula 1 morphemes and allomorphsJose Uchoa
 
Part of speech
Part of speechPart of speech
Part of speechWaniHasni
 

Similar to Amagama Week 04.pdf (20)

Pronouns
PronounsPronouns
Pronouns
 
Part of speech- noun
Part of speech- nounPart of speech- noun
Part of speech- noun
 
Pronouns
PronounsPronouns
Pronouns
 
Introducing parts of speech
Introducing parts of speechIntroducing parts of speech
Introducing parts of speech
 
BUILDING VOCABULARY.pptx
BUILDING VOCABULARY.pptxBUILDING VOCABULARY.pptx
BUILDING VOCABULARY.pptx
 
Foley grammar book
Foley grammar bookFoley grammar book
Foley grammar book
 
Foley grammar book
Foley grammar bookFoley grammar book
Foley grammar book
 
Parts of speech
Parts of speechParts of speech
Parts of speech
 
Foley grammar book
Foley grammar bookFoley grammar book
Foley grammar book
 
6. preposition { b.sc. agriculture }
6. preposition {  b.sc. agriculture }6. preposition {  b.sc. agriculture }
6. preposition { b.sc. agriculture }
 
Grammar libros
Grammar librosGrammar libros
Grammar libros
 
Eigo gaku5
Eigo gaku5Eigo gaku5
Eigo gaku5
 
Korean language guide (2013) pdf
Korean language guide (2013)   pdfKorean language guide (2013)   pdf
Korean language guide (2013) pdf
 
GRAMMAR-TOPIC-1.pptx
GRAMMAR-TOPIC-1.pptxGRAMMAR-TOPIC-1.pptx
GRAMMAR-TOPIC-1.pptx
 
MADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUN
MADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUNMADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUN
MADELYN PRESENTATION.pptx NOUN AND PRONOUN
 
English Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptx
English Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptxEnglish Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptx
English Grammar - Syntax-phrases, clauses, sentences.pptx
 
Parts of speech
Parts of speechParts of speech
Parts of speech
 
Aula 1 morphemes and allomorphs
Aula 1   morphemes and allomorphsAula 1   morphemes and allomorphs
Aula 1 morphemes and allomorphs
 
Part of speech
Part of speechPart of speech
Part of speech
 
Part of speech
Part of speechPart of speech
Part of speech
 

Recently uploaded

Hybridoma Technology ( Production , Purification , and Application )
Hybridoma Technology  ( Production , Purification , and Application  ) Hybridoma Technology  ( Production , Purification , and Application  )
Hybridoma Technology ( Production , Purification , and Application ) Sakshi Ghasle
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon AUnboundStockton
 
Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991
Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991
Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991RKavithamani
 
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxThe basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxheathfieldcps1
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)eniolaolutunde
 
microwave assisted reaction. General introduction
microwave assisted reaction. General introductionmicrowave assisted reaction. General introduction
microwave assisted reaction. General introductionMaksud Ahmed
 
PSYCHIATRIC History collection FORMAT.pptx
PSYCHIATRIC   History collection FORMAT.pptxPSYCHIATRIC   History collection FORMAT.pptx
PSYCHIATRIC History collection FORMAT.pptxPoojaSen20
 
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdfSanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdfsanyamsingh5019
 
Micromeritics - Fundamental and Derived Properties of Powders
Micromeritics - Fundamental and Derived Properties of PowdersMicromeritics - Fundamental and Derived Properties of Powders
Micromeritics - Fundamental and Derived Properties of PowdersChitralekhaTherkar
 
Accessible design: Minimum effort, maximum impact
Accessible design: Minimum effort, maximum impactAccessible design: Minimum effort, maximum impact
Accessible design: Minimum effort, maximum impactdawncurless
 
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxPOINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxSayali Powar
 
Employee wellbeing at the workplace.pptx
Employee wellbeing at the workplace.pptxEmployee wellbeing at the workplace.pptx
Employee wellbeing at the workplace.pptxNirmalaLoungPoorunde1
 
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesSeparation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesFatimaKhan178732
 
mini mental status format.docx
mini    mental       status     format.docxmini    mental       status     format.docx
mini mental status format.docxPoojaSen20
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxpboyjonauth
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...Marc Dusseiller Dusjagr
 
CARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptx
CARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptxCARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptx
CARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptxGaneshChakor2
 
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3JemimahLaneBuaron
 

Recently uploaded (20)

Hybridoma Technology ( Production , Purification , and Application )
Hybridoma Technology  ( Production , Purification , and Application  ) Hybridoma Technology  ( Production , Purification , and Application  )
Hybridoma Technology ( Production , Purification , and Application )
 
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon A
 
Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991
Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991
Industrial Policy - 1948, 1956, 1973, 1977, 1980, 1991
 
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxThe basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)
 
microwave assisted reaction. General introduction
microwave assisted reaction. General introductionmicrowave assisted reaction. General introduction
microwave assisted reaction. General introduction
 
PSYCHIATRIC History collection FORMAT.pptx
PSYCHIATRIC   History collection FORMAT.pptxPSYCHIATRIC   History collection FORMAT.pptx
PSYCHIATRIC History collection FORMAT.pptx
 
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdfSanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
 
Micromeritics - Fundamental and Derived Properties of Powders
Micromeritics - Fundamental and Derived Properties of PowdersMicromeritics - Fundamental and Derived Properties of Powders
Micromeritics - Fundamental and Derived Properties of Powders
 
Accessible design: Minimum effort, maximum impact
Accessible design: Minimum effort, maximum impactAccessible design: Minimum effort, maximum impact
Accessible design: Minimum effort, maximum impact
 
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxPOINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
 
Employee wellbeing at the workplace.pptx
Employee wellbeing at the workplace.pptxEmployee wellbeing at the workplace.pptx
Employee wellbeing at the workplace.pptx
 
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesSeparation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
 
mini mental status format.docx
mini    mental       status     format.docxmini    mental       status     format.docx
mini mental status format.docx
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
 
Staff of Color (SOC) Retention Efforts DDSD
Staff of Color (SOC) Retention Efforts DDSDStaff of Color (SOC) Retention Efforts DDSD
Staff of Color (SOC) Retention Efforts DDSD
 
CARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptx
CARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptxCARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptx
CARE OF CHILD IN INCUBATOR..........pptx
 
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
Q4-W6-Restating Informational Text Grade 3
 

Amagama Week 04.pdf

  • 2. Impokophelo Ngemuva kwalesi sifundo kulindeleke ukuthi bazi lokhu: • Ukuhlela amagama ngokwendlela kaVan Wyk • Kumele abafundi bakwazi ukuhlukanisa amagama ngokwezingcezu zawo. • Kumele bakwazi ukubheka indlela amagama asebenza ngayo emshweni.
  • 3. Amagama • Igama yingxenye noma yisakhiwo esithile esibenza nesinye kumbe nezinye ukwakha igama eliphelele. • Amagama ahlukene ngezindlela ezihlukene, lokho kudalwa wumqondo osuke ewuqukethe kanye nesakhiwo sakhona.
  • 4. Amagama • Igama yindlela esetshenziswayo ukuqamba izinto ezithile. Igama kufanele linikeze umqondo, noma lihlukaniseke ngokwezakhi ezithile, eziletha umqondo egameni ngokubanzi/eliphelele. • Ngokwabacwaningi igama lithathwa njengegama uma likwazi ukucutshungulwa kusetshenziswa imikhakha emine yolimi.
  • 5. Amagama • UVan Wyk amagama uwahlukanisa kanjena: • Ibizo (noun): imbuzi, itshali, incwadi • Isabizwana (pronoun): yona, lona, yona • Isandiso (adverb): kabi, emini, kude • Isenzo (verb): hleka, phuza, shesha • Isibabazo (interjection): Mameshane! Hawu! Habe! • Isenzukuthi (ideophone): ngqi, shwi, bhalakaxa • Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezo, ngulowo, yilaba • Igama elingakwazi ukuzimela (particle word) • Na, nga, yi, li
  • 6. Amagama • Amagama angenhla akhombisa indlela yokuhlukanisa amagama ngokononina. Lokhu kuchaza ukuthi indlela ahlonzwe ngayo kusetshenziswe imikhakha yolimi. Isibonelo onke amagama aziwa ngokuthi ngamabizo, asebenzisa indlela eyodwa uma ehlukaniswa ngokwemofoloji.
  • 7. Amagama • Imofoloji yebizo ithi, ibizo lakhiwa yisiqalo nesiqu. Onke amabizo anelizi zakhi. • Umuntu = umu+ntu • Isitsha= isi+tsha • Inja= in+ja • Kuyenzeka ke ibizo lifake izijobelelo. Lokhu kushintsha umqondo wegama. Isibonelo • Umuntu+ana= umntwana • Isithembu+ana=isithenjana • Umfo+kazi=umfokazi
  • 8. Amagama • Nesabizwana naso sihlukaniseka ngendlela efanayo. Umehluko kuba ukuthi hlobo luni lwesabizwana olwakhiwayo. Isibonelo isabizwana soqobo sisebenzisa isivumelwano esebizo bese sihlanganiswa nonkamisa u-o kujotshelelwe u-na. kanti isabizwana sokubala sihlanganisa isakhi ula kanye nesivumelwano sebizo. Izibonelo • U+e+na= yena/wena • Ba+o+na=bona • li+o+na= lona
  • 9. Amagama • Amagama angakwazi ukuzimela atholakala esiZulwini yilawa: • U-na oyisakhi sokuhlobanisa/igama elingakwazi ukuzimela elikhomba ukuhlobanisa • Nginamahloni. • Kuneqatha elilodwa elisele ebhodweni. • Izakhi zesifaniso/zokuqhathanisa: • BangangoZulu eya eMakheni. • Liqine njengetshe ikhanda lakhe. • Bamlahlise okwenyongo yenyathi.
  • 10. Amagama • Isakhi esikhombisa ukuthi into yenziwa ngani: • Ushaya ingede ngoju. • Inkomo ihlatshwe ngommese. • Isakhi esikhomba ubunikazi/ubumnini • Isango lenyuvesi • Usuku lwakhe lokuzalwa.
  • 11. Amagama • Isakhi sikandaweni • Kwaninalume eDududu • Ngisaya kubaba. • Isakhi/igama elikhomba ukuyalela (hortative) • Ake niyeke umsindo • Ake sithi shelele. • Isakhi sesibanjalo • Uyinsizwa njalo. • Kuyintonjana nakho bo! • Bangabafana
  • 12. Amagama • UVan Wyk usebenzisa amazinga/imikhakha yokucwaningwa kwezilimi ukuhlonza amagama: Ifonoloji (umkhakha ogxile emisindweni), Imofoloji (umkhakha ogxile ekwakhiweni kwamagama), Isemanthiksi (umkhakha ogxile ekulandelaneni kwamagama/kwezakhi emshweni/egameni)
  • 13. Amagama • UVan Wyk uwehlukanisa kanjena amagama: • Ibizo (noun): isitha, isitsha, umuntu • Isabizwana (pronoun): sona, zona, yena • Isandiso (adverb): kahle, ekuseni, kude • Isenzo (verb): dlala, thela, thinta • Isibabazo (interjection): halala! Hawu! Habe!
  • 14. Amagama • Isenzukuthi (ideophone): ngqi, khilikithi, mimiliti • Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezi, ngulowo, yilona • Igama elingakwazi ukuzimela (particle word) • Uma izinyawo zinkulu bayaphela osayizi. / Uma izinyawo ziba nkulu bayaphela osayizi • Uma umkhulu kakhulu izifo zisheshe zikungene. / Uma uba mkhulu kakhulu izifo zisheshe zikungene. [This occurs mainly with the verb be]
  • 15. Amagama • Izibonelo zamagama angakwazi ukuzimela: yinja; nginamahloni, njenga-, nganga-, okwa- • ngokukaVan Wyk isibanjalo, isiphawulo, isibaluli, inani kanye nongumnini akuwona amagama kodwa yiqoqo lamagama. • Okuphawulekayo uVan Wyk ubuye afake isibanjalo sokukhomba kanje namagama angakwazi ukuzimela (particle words).
  • 16. Amagama • UVan Wyk uphinde athi amagama angasebenza ngalezi zindlela ezine: • Igama liyakwazi ukusuka endaweni ethile emshweni liye kwenye indawo (transposability): • Umfana udlala ibhola. • Udlala ibhola umfana. • Umfana ibhola uyalidlala. • Ibhola umfana uyalidlala.
  • 17. Amagama • Separability: Igama liyehlukaniseka ngokufaka elinye phakathi kwamagama. • USipho uthanda imicimbi./ USipho yena uthanda imicimbi. • UShabalala akasafuni ukudlalela iChiefs./ UShabalala impela akasafuni ukudlalela iChiefs. / UShabalala akasafuni ngempela ukudlalela iChiefs.
  • 18. Amagama • Replaceability: Ungakwazi ukufaka igama esikhundleni selinye igama. (Isabizwana ngesinye sezibonelo sale ndlela yokuhlonza amagama). Ake sibheke nazi ezinye: • Uma amakhiwane emahle kakhulu asuke esebolile. • Uma amakhiwane eba mahle kakhulu asuke esebolile.
  • 19. Amagama • Isolatability: Igama liyakwazi ukuzimela gelekeqe ngaphandle kokuncika kwelinye. Nasi isibonelo: • Ubaba ubehlabeni ngempelasonto? Inkukhu. • Umama uyephi? Esontweni.
  • 20. Amagama • Igama elaziwa njengebizo lingasebenza ngalezi zindlela emshweni: • Njengomenzi/nhloko Umama ukha Amanzi Umfana udlala ibhola Umzala ufunda incwadi
  • 21. Amagama Lingasebenza njengomenziwa Umama ukha amanzi Umfana udlala ibhola Ingane idla ukudla Lingasebenza njengondaweni: Umama uye emsebenzini Umfana usesontweni Ugogo usemthonjeni
  • 22. Amagama Lingasebenza ukusekela igama elingakwazi ukuzimela: • UBuhle uhambe nomama • Umalume uye kumkhulu • Isilo singangezwe laso
  • 23. Amagama • Usobizo uqukethe isabizwana • Sona singasebenza ngalezi zindlela: Singalandela ibizo: Umama yena uhambile Umalume yena ukhona Abafundi bona bayabhala
  • 24. Amagama • Singandulela ibizo: Yena umkhulu uyadla Wona Amanzi awekho Bona abebala bafikile
  • 25. Amagama • Singalandelana nezinye: Ngifuna bona bodwa. Bona bonke abekho Sidlala nabo bodwa