SlideShare a Scribd company logo
1 of 9
U K W A K H E K A K W E B I Z O N E S E N Z O
2 0 A U G U S T 2 0 2 0
MISS PH SIBIYA
UHLELO NOKWAKHEKA
KOLIMI
ISINGENISO
 YONKE IMIBHALO ESIZULWINI YAKHIWA
IZINXENYE EZITHILE EZENZA IGCINE IPHELELE
FUTHI ISINIKA UMQONDO WALELO GAMA.
 LOKHU KUCHAZA UKUTHI UKUZE SITHOLE
UMQONDO WEGAMA KUMELE IZAKHI ZEGAMA
ZIPHELELE.
 IBIZO NOMA ISENZO UKUZE KWENZE UMQONDO
KUMELE KUBE NEZAKHI EZIPHELE EZIZOSINIKA
INCAZELO NGALELO GAMA.
 LOKHU KUFANA NESIFUNDO SEMATHEMATICS
NJENGOBA KUMELE UHLANGANISE IZIBALO
UKUZE UZOTHOLA IMPENDULO
Siyini Isakhiwo?
INCAZELO YESAKHIWO
 Isakhiwo siyindlela igama noma uluphi uhlobo lwegama
olakheke ngayo
 Sibheka izakhi ezahlukene ezakha igama ligcine
selisinika izincazelo ezahlukene.
 Uma sibheka isakhiwo sebizo sithola ukuthi ibizo lakhiwa
isiqalo, isigqu kanye nesijobelelo.
 Ukwakheka kwebizo kuhlukile uma kugqathaniswa
nokwesenzo
 Uma sibheka izakhi zesenzo kukhona isivumelwano
sikamenzi, isakhi senkathi, umsuka kanye nesigcino
sesenzo.
Isakhiwo sebizo.
 Ibizo lakhiwa isiqalo( okungaba isiqalo saleso sigaba
ibizo elingena kusona), isiqu kanye nesijobelelo ,
isibonelo umfokazana
 Isiqalo> um- ( siba ekuqaleni kwegama)
 Isiqu> -fokazana( sinika umgogodla wegama)
 Isijobelelo> - ana ( sifakwa esiqwini ukuze igama
lizoba nomqondo) isijobelelo sokunciphisa
 Isibonelo, umfokazi isiqalo –um, isiqu-fokazi,
isijobelelo – azi( isijobelelo sokukhulisa)
Kuyaqhutshwa..
 Uma sibheka izibonelo siyathola ukuthi indlela
ekubhalwa ngayo amagama yehlukile futhi
okusinikeza umqondo ohlukile.
 Indlela ekujobelelwe ngayo usunika izincazelo
ezahlukene.
Isakhiwo sesenzo.
 Isakhiwo sesenzo sihlukile ngoba sona sifaka isivumelwano
sikamenzi, isakhi senkathi, umsuka kanye nesigcino sesenzo
 N.B akuzona zonke izenzo eziba nesakhi senkathi !!
 Izibonelo : uthemba uyadla, isitsha siwile
 Isivumelwano sikamenzi : u-,( sivumelana nebizo elisebenze
njengenhloko emshweni)
 isakhi senkathi : - ya-,
 umsuka : -dl-, ( inxenye engaguquki)
 isigcino sesenzo: -a
 Isivumelwano: si-,
 umsuka : -w-,
 isigcino sesenzo: -ile
Isiphetho
 Yonke imibhalo kanye namagama inezakhi
ezahlukene izimele iznto ezahlukene futhi ezilekelela
ukuthi igamalakheke ngendlela efanele ukuze
sizothola umqondo ophelele wegama.
 Ngiyabonga……
Umsebenzi wasekhaya
 Khipha izakhi kula magama alandelayo qede usho
ukuthi isakhi ngasinye siyini?
A. Umfana
B. isifundo
C. Uyathanda
D. Udle
E. umkhonjwana

More Related Content

What's hot (20)

Izindlelazesenzo2 170828135830
Izindlelazesenzo2 170828135830Izindlelazesenzo2 170828135830
Izindlelazesenzo2 170828135830
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
IZINHLOBO ZEMISHO.pptx
IZINHLOBO ZEMISHO.pptxIZINHLOBO ZEMISHO.pptx
IZINHLOBO ZEMISHO.pptx
 
Izindlela zesenzo
Izindlela zesenzoIzindlela zesenzo
Izindlela zesenzo
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Ezinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindoEzinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindo
 
Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
Ukulwangisa
UkulwangisaUkulwangisa
Ukulwangisa
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
SIYINI ISENZO
SIYINI ISENZOSIYINI ISENZO
SIYINI ISENZO
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 

ukwakheka kolimi

  • 1. U K W A K H E K A K W E B I Z O N E S E N Z O 2 0 A U G U S T 2 0 2 0 MISS PH SIBIYA UHLELO NOKWAKHEKA KOLIMI
  • 2. ISINGENISO  YONKE IMIBHALO ESIZULWINI YAKHIWA IZINXENYE EZITHILE EZENZA IGCINE IPHELELE FUTHI ISINIKA UMQONDO WALELO GAMA.  LOKHU KUCHAZA UKUTHI UKUZE SITHOLE UMQONDO WEGAMA KUMELE IZAKHI ZEGAMA ZIPHELELE.  IBIZO NOMA ISENZO UKUZE KWENZE UMQONDO KUMELE KUBE NEZAKHI EZIPHELE EZIZOSINIKA INCAZELO NGALELO GAMA.  LOKHU KUFANA NESIFUNDO SEMATHEMATICS NJENGOBA KUMELE UHLANGANISE IZIBALO UKUZE UZOTHOLA IMPENDULO
  • 4. INCAZELO YESAKHIWO  Isakhiwo siyindlela igama noma uluphi uhlobo lwegama olakheke ngayo  Sibheka izakhi ezahlukene ezakha igama ligcine selisinika izincazelo ezahlukene.  Uma sibheka isakhiwo sebizo sithola ukuthi ibizo lakhiwa isiqalo, isigqu kanye nesijobelelo.  Ukwakheka kwebizo kuhlukile uma kugqathaniswa nokwesenzo  Uma sibheka izakhi zesenzo kukhona isivumelwano sikamenzi, isakhi senkathi, umsuka kanye nesigcino sesenzo.
  • 5. Isakhiwo sebizo.  Ibizo lakhiwa isiqalo( okungaba isiqalo saleso sigaba ibizo elingena kusona), isiqu kanye nesijobelelo , isibonelo umfokazana  Isiqalo> um- ( siba ekuqaleni kwegama)  Isiqu> -fokazana( sinika umgogodla wegama)  Isijobelelo> - ana ( sifakwa esiqwini ukuze igama lizoba nomqondo) isijobelelo sokunciphisa  Isibonelo, umfokazi isiqalo –um, isiqu-fokazi, isijobelelo – azi( isijobelelo sokukhulisa)
  • 6. Kuyaqhutshwa..  Uma sibheka izibonelo siyathola ukuthi indlela ekubhalwa ngayo amagama yehlukile futhi okusinikeza umqondo ohlukile.  Indlela ekujobelelwe ngayo usunika izincazelo ezahlukene.
  • 7. Isakhiwo sesenzo.  Isakhiwo sesenzo sihlukile ngoba sona sifaka isivumelwano sikamenzi, isakhi senkathi, umsuka kanye nesigcino sesenzo  N.B akuzona zonke izenzo eziba nesakhi senkathi !!  Izibonelo : uthemba uyadla, isitsha siwile  Isivumelwano sikamenzi : u-,( sivumelana nebizo elisebenze njengenhloko emshweni)  isakhi senkathi : - ya-,  umsuka : -dl-, ( inxenye engaguquki)  isigcino sesenzo: -a  Isivumelwano: si-,  umsuka : -w-,  isigcino sesenzo: -ile
  • 8. Isiphetho  Yonke imibhalo kanye namagama inezakhi ezahlukene izimele iznto ezahlukene futhi ezilekelela ukuthi igamalakheke ngendlela efanele ukuze sizothola umqondo ophelele wegama.  Ngiyabonga……
  • 9. Umsebenzi wasekhaya  Khipha izakhi kula magama alandelayo qede usho ukuthi isakhi ngasinye siyini? A. Umfana B. isifundo C. Uyathanda D. Udle E. umkhonjwana

Editor's Notes

  1. SIBHEKA UKUTHI IBIZO NESENZO KWAKHIWA YEZIPHI IZAKHI( IZAKHI EZAKHA IBIZO NESENZO)
  2. Ukuze indlu iphelele ibe yindlu kudingeka zonke izinxenye ezizokwenza ukuthi iphelele.