SlideShare a Scribd company logo
1 of 26
Download to read offline
IZINKONDLO
Ubunkondlo
1
INKONDLO NESAKHIWO SAYO
Isakhiwo Sangaphandle
• Indinyana/isigaba (Stanza)
• Imvumelwano (rhyme)
• Isigqi (rhythm)
• Ukuphinda amaphethini (Repetition)
• Impindwa (Refrain)
• Ifanamsindo (Alliteration)
2
INDINYANA (STANZA)
• Indinyana yethula umqondo nomyalezo owodwa
enkondlweni. Indinyana ingaba nemigqa:
• emibili (Couplet)
• emathathu (trecet)
• emine (quantrain)
• emihlanu (quintet)
• eyisithupha (sestet)
• eyisikhombisa (septet)
• neyisishiyagalombili (octet)
3
Imvumelwano (rhyme)
• Imvumelwano-sigcino
ab, ab, cc noma ab; ab; cc; dd
• Imvumelwano-siqala
Imvumelwano-maphakathi
• Ngema ngakhexa ngalalela
4
Cula Ngizwe
Cula ngizwe Moya,
Khona ngizolala sengozela,a
Ngoba ngibona kuqhaqhazela a
Imith’ eluhlaza!
Ngichazele ngezimangaliso b
Nangobuhle nezifanekiso b
Nangothand’ olusha
Noludal’ olungenamongo,c
Nokuthul’ okungenabuthongo c
Bungizume phansi.
5
Inhliziyo yam’ izokwethaba,
Ukuqaqamb’ okunokwesaba,
Kuyawuthiy’ umqondo.
Ngilethel’ ukuzotha kokuhlwa
Okungaphazanyiswa nje ngumuhlwa
Uququd’ udonga.
6
ISIGQI (RHYTHM)
• Izinkondlo zabase-Afrika zibanesigqi lapho
imbongi isebenzisa imigqa engalingani nokho
kube nokuhambisana komqondo owethulwa
kuleyo nkondlo.
• Isigqi siveza umoya othile enkondlweni
njengokuthukuthela noma ukukhathazeka.
7
Isigqi sezinkondlo zabamhlophe
Twinkle, twinkle, little star,
How I wonder what you are.
Up above the world so high,
Like a diamond in the sky.
8
Isigqi ezinkondlweni zabomdabu
• Udlondlwane luya luhlezi,
• Luya ludlondlobele
• Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni.
• Isidlukula dlwedlwe.
• Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda.
9
Ukuphinda amaphethini
Ukuxhumana kwemiqondo (parallelism)
• ukuxhumana-siqalo (initial linking)
– Ngezwa kuthiwa le misebenzi ngeyakho
– Ngezwa bekuntinyela ngezindosi zamazwi
• ukuxhumana-sigcino (final linking)
– Umshayeli wenqol’udl’ ezimnyama,
– Edlinzeni lakhe kubus’ ubumnyama,
10
Ukuxhumana ngokuphambanisa
Ukuxhumana okuyinxemu/okutshekile
– Ngema ngakhexa ngalalela
– Ngalalel’ iminjunju yenhliziyo
• Ukuxhumanisa okuyisiphambano
• Ibhubesi lasukela indoda,
• Indoda yaligwaza ibhubesi.
11
• Ukuxhumanisa ngokuhlela amagama
• Unjengethishelakazi phambi kwezichwe
• Unjengomfundisi phambi kwebandla
(uNyazi 3 Ikhasi 49)
12
UKUPHINDA AMAPHETHINI
IMPINDWA (REFRAIN)
IFANAMSINDO
• Udlondlwane luya luhlezi,
• Luya ludlondlobele
• Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni.
• Isidlukula dlwedlwe.
• Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda.
13
ISAKHIWO SANGAPHAKATHI
Imifanekiso yomqondo
• Isifaniso (simile)
• Isingathekiso (metaphor)
• Uphawu (symbolism)
• Ukwenzasamuntu (personification)
14
ILANGA - DBZ Ntuli
Inkunzi ebomvu, uNompondompondo,
Oqhamuke amavukana akhwica amashobana,
Ayosobela kwaSibhakabhaka,
Ngoba engenakuphika nkani.
UMaqhamuka akhonye kwaMpumalanga,
Bathi kukhonya kuni khona lokhu,
Esikuzwe kungena ngamehlo,
Izinkunzana zonkana zikhonya ngamaphinjwana?
Phinde, ngiyaphika, akusinkunzi,
Ngamajininindi.
15
I wandered lonely as a cloud
That floats on high o'er vales and hills,
When all at once I saw a crowd,
A host, of golden daffodils;
Beside the lake, beneath the trees,
Fluttering and dancing in the breeze.
Continuous as the stars that shine
And twinkle on the milky way,
They stretched in never-ending line
Along the margin of a bay:
Ten thousand saw I at a glance,
Tossing their heads in sprightly dance.
16
17
18
Ukujula Ngenkondlo
• Kuyenzeka ufunde inkondlo ethile uthole
umqondo wayo uphelele. Kodwa lapho
usuyihlolisisa uthole ukuthi iqukethe omunye
umqondo.
• Kungakhulunywa ngelanga kanti kube
kubhekiswe kumuntu ongumholi.
19
Umoya Osenkondleni
• Imbongi ingabhala inkondlo ngoba ithintekile
ngokuthile. Kungakho ungathi lapho ufunda
inkondlo yayo uzizwe nawe udumala, noma
ujabula noma uzizwe uba nothando oluthile.
• Ngakho-ke kumele inkondlo ivuse imizwa
ethile.
• Bheka ezinkondlweni zakho ukuthi lokho
kwenziwe ngempumelelo yini?
20
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
Ilirikhi (lyric)
• Ilirikhi uhlobo lwenkondlo equkethe imizwa
yomlobi.
• Kulolu hlobo imbongi/umlobi ukhululekile
ukusho noma yini ayizwayo.
• Ngenxa yobuhle belirikhi kwaze kwaba uhlobo
lwenkondlo eculwayo. Ezilimini zabaMhlophe
yayibhalwa ibe nesigqi ukuze kubelula
ukuyicula.
21
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• I-eleji (elegiac verse)
• I-eleji inkonldo esivezela isililo sembongi
kakhulukazi ngomuntu othize oshonile.
• Kulolu hlobo lwenkondlo kulula ukuthola isimo
sembongi kanye nemizwa yayo.
• Okunye okungavela kungaba yindlela imbongi
ikhumbula ngayo isihlobo sayo esingasekho.
• Ngendlela imbongi ibalisa ngayo kungaze
kuvele usizi oluthize.
22
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• I-ephiki (epic)
• I-ephiki inkondlo exoxa indaba esamlando.
• Kungaba khona izehlakalo ezithize ezibekwe
ngendlela yobunkondlo.
• Uhlobo olunje aluvamisile esiZulwini. Nokho uma
sibheka izibongo zamakhosi siyazithola izimpawu
ezithize ze-ephiki. Kwesinye isikhathi indaba
exoxwayo iba yindida. Kungalandwa izigameko
ngendlela umlobi abona ngayo izinto.
23
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• Isonethi (sonnet)
• Isonethi inkondlo evamise ukuba nemigqa eyi-
14.
• Isonethi ejwayelekile eyase Ntaliyane. Le sonethi
ihlukaniswe izigaba ezimbili. Imigqa yokuqala eyi-
8 kanye nemigqa yesibili eyi-6. Imvamisa imigqa
yokuqala iqukethe umqondo ohlukile
emqondweni wesibili
• abab, cdcd, efef, gg.
• abab, bcbc, cdcd, ee.
24
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• Izibongo zesimanje
• Izibongo zesimanje zilandela indlela
yokubhala izinkondlo zesimanje.
• Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo
mgqumo kanye nemvumelwano.
• Izibongo zesimanje zibhalwa phansi
kukhethwe amagama ngobuciko, kanti
izibongo zakudala zibonisa ubuciko bemvelo
25
Izinhlobo zezinkondlo zesimanje
• Umbhinqo (Satire)
• Lolu hlobo lwenkondlo lugxeka isimilo noma
ukuziphatha komuntu othize.
• Kwesinye isikhathi kungagxekwa noma yini
engahambisani nezinto ezibalulekile ezivumelana
nenhlalo yabantu.
• Lokhu kugxeka kuqonde ukukhuza leyo ndlela
engavumelekile. Ziningi izindlela zokubhala lolu
hlobo lwezinkondlo
26

More Related Content

What's hot (20)

Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
 
Umlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zuluUmlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zulu
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 

Similar to Izinkondlo

He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsipHe hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsipzahuren
 
20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 a20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 aapple00
 
Ode to a Nightingale. John Keats Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats  PresentationOde to a Nightingale. John Keats  Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats PresentationyukariT
 
The Tiger and The Lamb
The Tiger and The LambThe Tiger and The Lamb
The Tiger and The LambTemy Tabanao
 
Sara pace, krista taggart
Sara pace, krista taggartSara pace, krista taggart
Sara pace, krista taggartaplitper7
 
The chimney sweeper es presentation
The chimney sweeper  es presentationThe chimney sweeper  es presentation
The chimney sweeper es presentationSyakir Azizi
 
Shakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpointShakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpointcaromeo
 
Types of poetry presentation
Types of poetry presentationTypes of poetry presentation
Types of poetry presentationRAULFAN88
 
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)Louise Gwyneth
 
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2Saleem Khanani
 
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyricsVincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyricsVincent Rabiola
 
What is Poetry?
What is Poetry?What is Poetry?
What is Poetry?ms_mcmanus
 
5. figures of speech ppt
5. figures of speech ppt5. figures of speech ppt
5. figures of speech pptrochelleponce
 
elements_of_poetry.ppt
elements_of_poetry.pptelements_of_poetry.ppt
elements_of_poetry.pptcindyelsa1
 
elements_of_poetry - Copy.ppt
elements_of_poetry - Copy.pptelements_of_poetry - Copy.ppt
elements_of_poetry - Copy.pptStevanus BP
 
Literary elements Class Notes
Literary elements Class NotesLiterary elements Class Notes
Literary elements Class Notesmoran23
 

Similar to Izinkondlo (20)

Elements of poetry
Elements of poetryElements of poetry
Elements of poetry
 
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsipHe hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
He hadsuchquieteyesninthemidstofhardsip
 
20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 a20121119 Lyric 11192012 a
20121119 Lyric 11192012 a
 
Ode to a Nightingale. John Keats Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats  PresentationOde to a Nightingale. John Keats  Presentation
Ode to a Nightingale. John Keats Presentation
 
The Tiger and The Lamb
The Tiger and The LambThe Tiger and The Lamb
The Tiger and The Lamb
 
Intropoetry1
Intropoetry1Intropoetry1
Intropoetry1
 
Sara pace, krista taggart
Sara pace, krista taggartSara pace, krista taggart
Sara pace, krista taggart
 
The chimney sweeper es presentation
The chimney sweeper  es presentationThe chimney sweeper  es presentation
The chimney sweeper es presentation
 
Shakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpointShakespeare language powerpoint
Shakespeare language powerpoint
 
Types of poetry presentation
Types of poetry presentationTypes of poetry presentation
Types of poetry presentation
 
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
All About Poetry (Elements and Types of Poetry)
 
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
Classical Arabic Speeches and Sermons: A Taste of Classical Arabic Volume 2
 
Simile metaphor1
Simile metaphor1Simile metaphor1
Simile metaphor1
 
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyricsVincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
Vincent Rabiola - Writing to learn song lyrics
 
What is Poetry?
What is Poetry?What is Poetry?
What is Poetry?
 
5. figures of speech ppt
5. figures of speech ppt5. figures of speech ppt
5. figures of speech ppt
 
Q lyrics
Q lyricsQ lyrics
Q lyrics
 
elements_of_poetry.ppt
elements_of_poetry.pptelements_of_poetry.ppt
elements_of_poetry.ppt
 
elements_of_poetry - Copy.ppt
elements_of_poetry - Copy.pptelements_of_poetry - Copy.ppt
elements_of_poetry - Copy.ppt
 
Literary elements Class Notes
Literary elements Class NotesLiterary elements Class Notes
Literary elements Class Notes
 

Recently uploaded

Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitolTechU
 
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfFraming an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfUjwalaBharambe
 
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdfPharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdfMahmoud M. Sallam
 
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17Celine George
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxOH TEIK BIN
 
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdfEnzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdfSumit Tiwari
 
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdfssuser54595a
 
Introduction to ArtificiaI Intelligence in Higher Education
Introduction to ArtificiaI Intelligence in Higher EducationIntroduction to ArtificiaI Intelligence in Higher Education
Introduction to ArtificiaI Intelligence in Higher Educationpboyjonauth
 
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxPOINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxSayali Powar
 
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceRoles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceSamikshaHamane
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)eniolaolutunde
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersSabitha Banu
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...Marc Dusseiller Dusjagr
 
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxProudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxthorishapillay1
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️9953056974 Low Rate Call Girls In Saket, Delhi NCR
 

Recently uploaded (20)

Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
 
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
 
9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini Delhi NCR
9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini  Delhi NCR9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini  Delhi NCR
9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini Delhi NCR
 
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfFraming an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
 
Model Call Girl in Bikash Puri Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Bikash Puri  Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝Model Call Girl in Bikash Puri  Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Bikash Puri Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
 
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdfPharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
 
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
 
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdfTataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
 
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdfEnzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
 
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
 
Introduction to ArtificiaI Intelligence in Higher Education
Introduction to ArtificiaI Intelligence in Higher EducationIntroduction to ArtificiaI Intelligence in Higher Education
Introduction to ArtificiaI Intelligence in Higher Education
 
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxPOINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
 
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceRoles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
 
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
 
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxProudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
 

Izinkondlo

  • 2. INKONDLO NESAKHIWO SAYO Isakhiwo Sangaphandle • Indinyana/isigaba (Stanza) • Imvumelwano (rhyme) • Isigqi (rhythm) • Ukuphinda amaphethini (Repetition) • Impindwa (Refrain) • Ifanamsindo (Alliteration) 2
  • 3. INDINYANA (STANZA) • Indinyana yethula umqondo nomyalezo owodwa enkondlweni. Indinyana ingaba nemigqa: • emibili (Couplet) • emathathu (trecet) • emine (quantrain) • emihlanu (quintet) • eyisithupha (sestet) • eyisikhombisa (septet) • neyisishiyagalombili (octet) 3
  • 4. Imvumelwano (rhyme) • Imvumelwano-sigcino ab, ab, cc noma ab; ab; cc; dd • Imvumelwano-siqala Imvumelwano-maphakathi • Ngema ngakhexa ngalalela 4
  • 5. Cula Ngizwe Cula ngizwe Moya, Khona ngizolala sengozela,a Ngoba ngibona kuqhaqhazela a Imith’ eluhlaza! Ngichazele ngezimangaliso b Nangobuhle nezifanekiso b Nangothand’ olusha Noludal’ olungenamongo,c Nokuthul’ okungenabuthongo c Bungizume phansi. 5
  • 6. Inhliziyo yam’ izokwethaba, Ukuqaqamb’ okunokwesaba, Kuyawuthiy’ umqondo. Ngilethel’ ukuzotha kokuhlwa Okungaphazanyiswa nje ngumuhlwa Uququd’ udonga. 6
  • 7. ISIGQI (RHYTHM) • Izinkondlo zabase-Afrika zibanesigqi lapho imbongi isebenzisa imigqa engalingani nokho kube nokuhambisana komqondo owethulwa kuleyo nkondlo. • Isigqi siveza umoya othile enkondlweni njengokuthukuthela noma ukukhathazeka. 7
  • 8. Isigqi sezinkondlo zabamhlophe Twinkle, twinkle, little star, How I wonder what you are. Up above the world so high, Like a diamond in the sky. 8
  • 9. Isigqi ezinkondlweni zabomdabu • Udlondlwane luya luhlezi, • Luya ludlondlobele • Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni. • Isidlukula dlwedlwe. • Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda. 9
  • 10. Ukuphinda amaphethini Ukuxhumana kwemiqondo (parallelism) • ukuxhumana-siqalo (initial linking) – Ngezwa kuthiwa le misebenzi ngeyakho – Ngezwa bekuntinyela ngezindosi zamazwi • ukuxhumana-sigcino (final linking) – Umshayeli wenqol’udl’ ezimnyama, – Edlinzeni lakhe kubus’ ubumnyama, 10
  • 11. Ukuxhumana ngokuphambanisa Ukuxhumana okuyinxemu/okutshekile – Ngema ngakhexa ngalalela – Ngalalel’ iminjunju yenhliziyo • Ukuxhumanisa okuyisiphambano • Ibhubesi lasukela indoda, • Indoda yaligwaza ibhubesi. 11
  • 12. • Ukuxhumanisa ngokuhlela amagama • Unjengethishelakazi phambi kwezichwe • Unjengomfundisi phambi kwebandla (uNyazi 3 Ikhasi 49) 12
  • 13. UKUPHINDA AMAPHETHINI IMPINDWA (REFRAIN) IFANAMSINDO • Udlondlwane luya luhlezi, • Luya ludlondlobele • Luyadla lubek’ isihlang’ emadolweni. • Isidlukula dlwedlwe. • Uhlany’ olusemehlwe’ amadoda. 13
  • 14. ISAKHIWO SANGAPHAKATHI Imifanekiso yomqondo • Isifaniso (simile) • Isingathekiso (metaphor) • Uphawu (symbolism) • Ukwenzasamuntu (personification) 14
  • 15. ILANGA - DBZ Ntuli Inkunzi ebomvu, uNompondompondo, Oqhamuke amavukana akhwica amashobana, Ayosobela kwaSibhakabhaka, Ngoba engenakuphika nkani. UMaqhamuka akhonye kwaMpumalanga, Bathi kukhonya kuni khona lokhu, Esikuzwe kungena ngamehlo, Izinkunzana zonkana zikhonya ngamaphinjwana? Phinde, ngiyaphika, akusinkunzi, Ngamajininindi. 15
  • 16. I wandered lonely as a cloud That floats on high o'er vales and hills, When all at once I saw a crowd, A host, of golden daffodils; Beside the lake, beneath the trees, Fluttering and dancing in the breeze. Continuous as the stars that shine And twinkle on the milky way, They stretched in never-ending line Along the margin of a bay: Ten thousand saw I at a glance, Tossing their heads in sprightly dance. 16
  • 17. 17
  • 18. 18
  • 19. Ukujula Ngenkondlo • Kuyenzeka ufunde inkondlo ethile uthole umqondo wayo uphelele. Kodwa lapho usuyihlolisisa uthole ukuthi iqukethe omunye umqondo. • Kungakhulunywa ngelanga kanti kube kubhekiswe kumuntu ongumholi. 19
  • 20. Umoya Osenkondleni • Imbongi ingabhala inkondlo ngoba ithintekile ngokuthile. Kungakho ungathi lapho ufunda inkondlo yayo uzizwe nawe udumala, noma ujabula noma uzizwe uba nothando oluthile. • Ngakho-ke kumele inkondlo ivuse imizwa ethile. • Bheka ezinkondlweni zakho ukuthi lokho kwenziwe ngempumelelo yini? 20
  • 21. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje Ilirikhi (lyric) • Ilirikhi uhlobo lwenkondlo equkethe imizwa yomlobi. • Kulolu hlobo imbongi/umlobi ukhululekile ukusho noma yini ayizwayo. • Ngenxa yobuhle belirikhi kwaze kwaba uhlobo lwenkondlo eculwayo. Ezilimini zabaMhlophe yayibhalwa ibe nesigqi ukuze kubelula ukuyicula. 21
  • 22. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • I-eleji (elegiac verse) • I-eleji inkonldo esivezela isililo sembongi kakhulukazi ngomuntu othize oshonile. • Kulolu hlobo lwenkondlo kulula ukuthola isimo sembongi kanye nemizwa yayo. • Okunye okungavela kungaba yindlela imbongi ikhumbula ngayo isihlobo sayo esingasekho. • Ngendlela imbongi ibalisa ngayo kungaze kuvele usizi oluthize. 22
  • 23. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • I-ephiki (epic) • I-ephiki inkondlo exoxa indaba esamlando. • Kungaba khona izehlakalo ezithize ezibekwe ngendlela yobunkondlo. • Uhlobo olunje aluvamisile esiZulwini. Nokho uma sibheka izibongo zamakhosi siyazithola izimpawu ezithize ze-ephiki. Kwesinye isikhathi indaba exoxwayo iba yindida. Kungalandwa izigameko ngendlela umlobi abona ngayo izinto. 23
  • 24. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • Isonethi (sonnet) • Isonethi inkondlo evamise ukuba nemigqa eyi- 14. • Isonethi ejwayelekile eyase Ntaliyane. Le sonethi ihlukaniswe izigaba ezimbili. Imigqa yokuqala eyi- 8 kanye nemigqa yesibili eyi-6. Imvamisa imigqa yokuqala iqukethe umqondo ohlukile emqondweni wesibili • abab, cdcd, efef, gg. • abab, bcbc, cdcd, ee. 24
  • 25. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • Izibongo zesimanje • Izibongo zesimanje zilandela indlela yokubhala izinkondlo zesimanje. • Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano. • Izibongo zesimanje zibhalwa phansi kukhethwe amagama ngobuciko, kanti izibongo zakudala zibonisa ubuciko bemvelo 25
  • 26. Izinhlobo zezinkondlo zesimanje • Umbhinqo (Satire) • Lolu hlobo lwenkondlo lugxeka isimilo noma ukuziphatha komuntu othize. • Kwesinye isikhathi kungagxekwa noma yini engahambisani nezinto ezibalulekile ezivumelana nenhlalo yabantu. • Lokhu kugxeka kuqonde ukukhuza leyo ndlela engavumelekile. Ziningi izindlela zokubhala lolu hlobo lwezinkondlo 26