SlideShare a Scribd company logo
1 of 13
INCWADI YOBUNGANI
Imiphumela yesifundo
Emva kwalesi sifundo kumele ukwazi:
-Ukubhala ikheli lencwadi yobungani ngendlela efanele.
-Ukubhala incwadi yobungani usebenzise ulimi olukhululekile.
-Ukuhlukanisa izigaba zencwadi oyibhalayo ngendlela efanele.
Incwadi Yobungani
• Incwadi yobungani itheksthi ende engabekelwe mgomo ebhalelwa
umngani noma isihlobo ngesizathu esithize.
Izinhlobo zezincwadi yobungani
• Ecelayo
• Ebongayo/ Encomayo
• Exoxayo
IKHELI
• Incwadi yobungani iba nekheli elilodwa lalowo oyibhalayo.
• Ikheli lihamba nosuku olubhalwe ngokugcwele, akusetshenziswe
igama lenyanga yesiZulu noma lesiNgisi elibhalwe ngokwesiZulu.
Isib: 626B Mbonambi Street
Zola North
Soweto
1868
22 Mandulo 2022
Isibingelelo
• Bingelela ombhalelayo sakukhuluma, kusetshenziswa
isibingelelo sobungani esingabekelwe mgomo, sibe
ngezansi kwekheli lombhali.
• Ungambiza ngegama noma umthophe ngesithakazelo. Isib:
Sibongile, Mzala, Gatsheni, Gogo. Isibingelelo
masikhombise ubuhlobo.
Isingeniso
• Isingeniso kumele sikhombe ukuthi lona ombhalelayo
nivamisile ukuxhumana.
• Qalisa isigaba sesingeniso sakho ngelilodwa lamagama
alandelayo:
-Ngiyathokoza, Ngiyathemba, Ngajabula, Ngabonga, njll.
• Isingeniso sakho sizohambelana ngesizathu sokubhala
incwadi, akuphoqelekile ukuba usebenzisa amagama
angenhla njalo.
• Isingeniso singaqala ngqo ngesizathu esenza ubhale
incwadi, isib: ‘Ngibhala lencwadi ngoba ngifuna
ukukuxoxela ngohambo lwami engilithathe ngempelasonto’.
Umzimba
• Uma usubhala umzimba encwadini yakho, phindela futhi
embuzweni uwufundisise uthole ukuthi ukuyalela ukuba
ubhale ngani.
• Isib: Umfowenu uqeda kuthola iziqu zakhe zaseNyuvesi,
bhala incwadi yobungani umuhalalisele ngempumelelo
yakhe.
• Kulesi sibonelo, kusho ukuthi emzimbeni wakho wencwadi
uzobe ubongela umfowenu ngesenzo sakhe esihle
sokuthola iziqu zakhe zaseNyuvesi.
• Kungaba izigaba ezimbili noma ngaphezulu.
Isiphetho
• Lapha ususayiphetha incwadi yakho, isiphetho sibhalwa
sethule ubuhlobo.
• Udlulisela obhalelwayo umyalenzo noma uthi akukhonzele.
• Isib: ‘Umalume uthi uzophinde asihambise futhi siyobona
izilwane, ngingajabula uma ungasijoyina kuhambo lwethu
nawe’.
• Isib2: ‘Ukhonze kumalume nomalumekazi’
Ukuvalelisa
• Valelisa ukhombise ubuhlobo, igama lakho maliqale
ngonkamisa ‘u’ omncane.
• Asikho isidingo sokubhala isibongo uma ubhala incwadi
yobungani
• Isib: Yimina umngani wakho
uSibongile
noma Yimina umzala wakho
uVusi
Okunye okubalulekile
• Qaphela isipelingi nokwakheka kwemisho.
• Qaphela inani lamagama afunekayo uma ubhala.
• Qaphela izimpawu zokuloba.
• Qaphela ukweqiwa kwemigqa.
• Njengoba kuyincwadi yobungani, oyibhalayo uyibhala
ngolimi olukhululekile. Yize ibhalwa ngolimi olukhululekile,
oyibhalayo akumele asebenzise ulimi lwasemgwaqeni
okuwulimi olungavumelekile.
Isibonelo
sencwadi
yobungani
Umsebenzi wasekhaya
• Ubusemshungwini wezingane ezihlala emgwaqeni nidla
izidakamizwa. Nithathwe ngoSonhlalakahle baniyisa
esikhungweni sokuhlunyeleliswa kwezimilo. Bhala incwadi
uxolise kubazali bakho ubaqinisekise ukuthi ufundile
emaphutheni akho.
-Incwadi yakho mayibe amagama angama-80 kuya kwayi-
100.
-Amamaki: 25
-Usuku lokuletha umsebenzi: 01 KuMfumfu 2022
Ngiyabonga

More Related Content

What's hot

What's hot (20)

Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Inkinsela yasmgungundlovu
Inkinsela yasmgungundlovuInkinsela yasmgungundlovu
Inkinsela yasmgungundlovu
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Presentation1 ISIZULU.pptx
Presentation1 ISIZULU.pptxPresentation1 ISIZULU.pptx
Presentation1 ISIZULU.pptx
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
SIYINI ISENZO
SIYINI ISENZOSIYINI ISENZO
SIYINI ISENZO
 
Similar to Incwadi Yobungani.pptx

Ukubhala nokwethula PRESENTATION.pptx
Ukubhala nokwethula PRESENTATION.pptxUkubhala nokwethula PRESENTATION.pptx
Ukubhala nokwethula PRESENTATION.pptxLondekaShezi1
 
Ukubhala nokwethula.pptx
Ukubhala nokwethula.pptxUkubhala nokwethula.pptx
Ukubhala nokwethula.pptxLondekaShezi1
 
Module 2 learning activity 1 personal letter
Module 2 learning activity 1 personal letterModule 2 learning activity 1 personal letter
Module 2 learning activity 1 personal letterAnselmusSudirman1
 
PUC II year state board: English grammar
PUC II year state board: English grammarPUC II year state board: English grammar
PUC II year state board: English grammarDr. Sushma N Jogan
 
HOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptx
HOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptxHOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptx
HOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptxWladimirSolo
 
письмо зно 2009 2014
письмо зно 2009 2014письмо зно 2009 2014
письмо зно 2009 2014Vanya0508
 
How to write a Personal Letter
How to write a Personal LetterHow to write a Personal Letter
How to write a Personal LetterTkgian2002
 
How to Write a Formal Letter
How to Write a Formal LetterHow to Write a Formal Letter
How to Write a Formal LetterScribendi
 
Personal Letter.pptx
Personal Letter.pptxPersonal Letter.pptx
Personal Letter.pptxSaripAripin4
 
How to Write a Friendly Letter
How to Write a Friendly LetterHow to Write a Friendly Letter
How to Write a Friendly LetterKristy
 
Format of Informal Letter + Best Examples 2021
Format of Informal Letter + Best Examples 2021Format of Informal Letter + Best Examples 2021
Format of Informal Letter + Best Examples 2021rajan kumar
 
letterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdfletterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdfKasturiDash1
 
Similar to Incwadi Yobungani.pptx (20)

Ukubhala nokwethula PRESENTATION.pptx
Ukubhala nokwethula PRESENTATION.pptxUkubhala nokwethula PRESENTATION.pptx
Ukubhala nokwethula PRESENTATION.pptx
 
Ukubhala nokwethula.pptx
Ukubhala nokwethula.pptxUkubhala nokwethula.pptx
Ukubhala nokwethula.pptx
 
Module 2 learning activity 1 personal letter
Module 2 learning activity 1 personal letterModule 2 learning activity 1 personal letter
Module 2 learning activity 1 personal letter
 
Informal letter Lect.pptx
Informal letter Lect.pptxInformal letter Lect.pptx
Informal letter Lect.pptx
 
Type of letter
Type of letterType of letter
Type of letter
 
Informal letter
Informal letterInformal letter
Informal letter
 
PUC II year state board: English grammar
PUC II year state board: English grammarPUC II year state board: English grammar
PUC II year state board: English grammar
 
HOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptx
HOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptxHOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptx
HOW TO WRITE A FORMAL LETTER.pptx
 
Bcom 1 year letter writing
Bcom 1 year letter writingBcom 1 year letter writing
Bcom 1 year letter writing
 
письмо зно 2009 2014
письмо зно 2009 2014письмо зно 2009 2014
письмо зно 2009 2014
 
How to write a Personal Letter
How to write a Personal LetterHow to write a Personal Letter
How to write a Personal Letter
 
Informal Letter
Informal Letter Informal Letter
Informal Letter
 
How to Write a Formal Letter
How to Write a Formal LetterHow to Write a Formal Letter
How to Write a Formal Letter
 
BC.pptx
BC.pptxBC.pptx
BC.pptx
 
Personal Letter.pptx
Personal Letter.pptxPersonal Letter.pptx
Personal Letter.pptx
 
How to Write a Friendly Letter
How to Write a Friendly LetterHow to Write a Friendly Letter
How to Write a Friendly Letter
 
Format of Informal Letter + Best Examples 2021
Format of Informal Letter + Best Examples 2021Format of Informal Letter + Best Examples 2021
Format of Informal Letter + Best Examples 2021
 
letterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdfletterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdf
 
letterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdfletterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdf
 
letterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdfletterwriting-171206200401.pdf
letterwriting-171206200401.pdf
 
Recently uploaded

Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17
Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17
Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17Celine George
 
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdfSanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdfsanyamsingh5019
 
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptxContemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptxRoyAbrique
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxpboyjonauth
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon AUnboundStockton
 
Concept of Vouching. B.Com(Hons) /B.Compdf
Concept of Vouching. B.Com(Hons) /B.CompdfConcept of Vouching. B.Com(Hons) /B.Compdf
Concept of Vouching. B.Com(Hons) /B.CompdfUmakantAnnand
 
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxThe basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxheathfieldcps1
 
URLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website AppURLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website AppCeline George
 
A Critique of the Proposed National Education Policy Reform
A Critique of the Proposed National Education Policy ReformA Critique of the Proposed National Education Policy Reform
A Critique of the Proposed National Education Policy ReformChameera Dedduwage
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsanshu789521
 
Arihant handbook biology for class 11 .pdf
Arihant handbook biology for class 11 .pdfArihant handbook biology for class 11 .pdf
Arihant handbook biology for class 11 .pdfchloefrazer622
 
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesSeparation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesFatimaKhan178732
 
Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...
Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...
Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...Krashi Coaching
 
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111Sapana Sha
 
Measures of Central Tendency: Mean, Median and Mode
Measures of Central Tendency: Mean, Median and ModeMeasures of Central Tendency: Mean, Median and Mode
Measures of Central Tendency: Mean, Median and ModeThiyagu K
 
Science 7 - LAND and SEA BREEZE and its Characteristics
Science 7 - LAND and SEA BREEZE and its CharacteristicsScience 7 - LAND and SEA BREEZE and its Characteristics
Science 7 - LAND and SEA BREEZE and its CharacteristicsKarinaGenton
 
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptxHow to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptxmanuelaromero2013
 
Recently uploaded (20)

Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17
Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17
Incoming and Outgoing Shipments in 1 STEP Using Odoo 17
 
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdfSanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
Sanyam Choudhary Chemistry practical.pdf
 
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
 
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptxContemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
Contemporary philippine arts from the regions_PPT_Module_12 [Autosaved] (1).pptx
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon A
 
Concept of Vouching. B.Com(Hons) /B.Compdf
Concept of Vouching. B.Com(Hons) /B.CompdfConcept of Vouching. B.Com(Hons) /B.Compdf
Concept of Vouching. B.Com(Hons) /B.Compdf
 
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptxThe basics of sentences session 2pptx copy.pptx
The basics of sentences session 2pptx copy.pptx
 
URLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website AppURLs and Routing in the Odoo 17 Website App
URLs and Routing in the Odoo 17 Website App
 
A Critique of the Proposed National Education Policy Reform
A Critique of the Proposed National Education Policy ReformA Critique of the Proposed National Education Policy Reform
A Critique of the Proposed National Education Policy Reform
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
 
Arihant handbook biology for class 11 .pdf
Arihant handbook biology for class 11 .pdfArihant handbook biology for class 11 .pdf
Arihant handbook biology for class 11 .pdf
 
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and ActinidesSeparation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
Separation of Lanthanides/ Lanthanides and Actinides
 
Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...
Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...
Kisan Call Centre - To harness potential of ICT in Agriculture by answer farm...
 
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
Call Girls in Dwarka Mor Delhi Contact Us 9654467111
 
Measures of Central Tendency: Mean, Median and Mode
Measures of Central Tendency: Mean, Median and ModeMeasures of Central Tendency: Mean, Median and Mode
Measures of Central Tendency: Mean, Median and Mode
 
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdfTataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
TataKelola dan KamSiber Kecerdasan Buatan v022.pdf
 
Science 7 - LAND and SEA BREEZE and its Characteristics
Science 7 - LAND and SEA BREEZE and its CharacteristicsScience 7 - LAND and SEA BREEZE and its Characteristics
Science 7 - LAND and SEA BREEZE and its Characteristics
 
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptxHow to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
How to Make a Pirate ship Primary Education.pptx
 
Model Call Girl in Bikash Puri Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Bikash Puri  Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝Model Call Girl in Bikash Puri  Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Bikash Puri Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
 
Incwadi Yobungani.pptx

  • 2. Imiphumela yesifundo Emva kwalesi sifundo kumele ukwazi: -Ukubhala ikheli lencwadi yobungani ngendlela efanele. -Ukubhala incwadi yobungani usebenzise ulimi olukhululekile. -Ukuhlukanisa izigaba zencwadi oyibhalayo ngendlela efanele.
  • 3. Incwadi Yobungani • Incwadi yobungani itheksthi ende engabekelwe mgomo ebhalelwa umngani noma isihlobo ngesizathu esithize. Izinhlobo zezincwadi yobungani • Ecelayo • Ebongayo/ Encomayo • Exoxayo
  • 4. IKHELI • Incwadi yobungani iba nekheli elilodwa lalowo oyibhalayo. • Ikheli lihamba nosuku olubhalwe ngokugcwele, akusetshenziswe igama lenyanga yesiZulu noma lesiNgisi elibhalwe ngokwesiZulu. Isib: 626B Mbonambi Street Zola North Soweto 1868 22 Mandulo 2022
  • 5. Isibingelelo • Bingelela ombhalelayo sakukhuluma, kusetshenziswa isibingelelo sobungani esingabekelwe mgomo, sibe ngezansi kwekheli lombhali. • Ungambiza ngegama noma umthophe ngesithakazelo. Isib: Sibongile, Mzala, Gatsheni, Gogo. Isibingelelo masikhombise ubuhlobo.
  • 6. Isingeniso • Isingeniso kumele sikhombe ukuthi lona ombhalelayo nivamisile ukuxhumana. • Qalisa isigaba sesingeniso sakho ngelilodwa lamagama alandelayo: -Ngiyathokoza, Ngiyathemba, Ngajabula, Ngabonga, njll. • Isingeniso sakho sizohambelana ngesizathu sokubhala incwadi, akuphoqelekile ukuba usebenzisa amagama angenhla njalo. • Isingeniso singaqala ngqo ngesizathu esenza ubhale incwadi, isib: ‘Ngibhala lencwadi ngoba ngifuna ukukuxoxela ngohambo lwami engilithathe ngempelasonto’.
  • 7. Umzimba • Uma usubhala umzimba encwadini yakho, phindela futhi embuzweni uwufundisise uthole ukuthi ukuyalela ukuba ubhale ngani. • Isib: Umfowenu uqeda kuthola iziqu zakhe zaseNyuvesi, bhala incwadi yobungani umuhalalisele ngempumelelo yakhe. • Kulesi sibonelo, kusho ukuthi emzimbeni wakho wencwadi uzobe ubongela umfowenu ngesenzo sakhe esihle sokuthola iziqu zakhe zaseNyuvesi. • Kungaba izigaba ezimbili noma ngaphezulu.
  • 8. Isiphetho • Lapha ususayiphetha incwadi yakho, isiphetho sibhalwa sethule ubuhlobo. • Udlulisela obhalelwayo umyalenzo noma uthi akukhonzele. • Isib: ‘Umalume uthi uzophinde asihambise futhi siyobona izilwane, ngingajabula uma ungasijoyina kuhambo lwethu nawe’. • Isib2: ‘Ukhonze kumalume nomalumekazi’
  • 9. Ukuvalelisa • Valelisa ukhombise ubuhlobo, igama lakho maliqale ngonkamisa ‘u’ omncane. • Asikho isidingo sokubhala isibongo uma ubhala incwadi yobungani • Isib: Yimina umngani wakho uSibongile noma Yimina umzala wakho uVusi
  • 10. Okunye okubalulekile • Qaphela isipelingi nokwakheka kwemisho. • Qaphela inani lamagama afunekayo uma ubhala. • Qaphela izimpawu zokuloba. • Qaphela ukweqiwa kwemigqa. • Njengoba kuyincwadi yobungani, oyibhalayo uyibhala ngolimi olukhululekile. Yize ibhalwa ngolimi olukhululekile, oyibhalayo akumele asebenzise ulimi lwasemgwaqeni okuwulimi olungavumelekile.
  • 12. Umsebenzi wasekhaya • Ubusemshungwini wezingane ezihlala emgwaqeni nidla izidakamizwa. Nithathwe ngoSonhlalakahle baniyisa esikhungweni sokuhlunyeleliswa kwezimilo. Bhala incwadi uxolise kubazali bakho ubaqinisekise ukuthi ufundile emaphutheni akho. -Incwadi yakho mayibe amagama angama-80 kuya kwayi- 100. -Amamaki: 25 -Usuku lokuletha umsebenzi: 01 KuMfumfu 2022