SlideShare a Scribd company logo
1 of 11
Download to read offline
ISIZULU ILIMI LWASEKHAYA
AMANOTHI EPHEPHA LESITHATHU (P3)
MTSHALI BONGUMENZI
SEBENZAKUSAKHANYA
SECONDARY SCHOOL
ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA
AMANOTHI EPHEPHA LESITHATHU (P3)
OKUQUKETHWE
IMIBHALO EDLULISA IMIYALEZO
 UMLANDO KAMUFI
 INCWADI YOBUNGANI
 INCWADI YAKOMKHULU
 INKULUMO ELUNGISELELWE
 I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO
 UMBIKO OBEKELWE UMGOMO
ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA P3 IBANGA 12 B.MTSHALI
Iphepha lesithathu
Isiqephu B : Imibhalo edlulisa imilayezo
Okulindelekile
Umlando kamufi
Ngaphambi kokubhala funndisisa umbuzo uthole embuzweni ukuthi lomuntu obhala umlando wakhe
ungumuntu okanjani isib. Umfundi wesikole, umhlengikazi noma umuntu osekhulile njll. Uma usukutholile
lokhu bheka ubudlelwano bakho naye isib. Umngani wakho, umkhulu wakho noma umalume wakho njll.
Uma usukutholile konke lokhu bheka izinga akulona nezinto okungabe usezizuzile.
Uma usubhala qaphela lokhu okulandelayo
 Uma abazali bakamufi bengashadile uyabashadisa ubabize ngesibongo esisodwa
 Uma kungukuthi umufi ubengakashadi uwukuvezi ykuthi ubesenengane noma nezingane
ISIHLOKO
 Bhala ngosonhlamvukazi isihloko.
 Bhala amagama kamufi aphelele.
Isib. Umlando Kamufi uThokozani Magubane.
ISINGENISO
 Bhala amagama kamufi aphelele.
 Bhala amagama abazali bakamufi.
 Bhala usuku azalwa ngalo nashone ngalo.
 Bhala indawo azalelwa kuyo. (HHAYI ESIBHEDLELA)
UMZIMBA (isigaba sokuqala)
 Veza amazinga emfundo adlule kuwo.
 Amabanga aphansi
 Amabanga aphezulu
 Imfundo yakonqondonkulu
UMZIMBA (isigaba sesibili)
 Veza imikhakha asebenze kuyo, kuyancomeka uma ubale izindawo ezimbili noma ngaphezulu.
 Iqhaza alibambile ekuthuthukiseni umphakathi wangakubo
ISIPHETHO
 Abantu abayigazi abashiyile emhlabeni.
 Uma umufi ubeseshadile awube usababala abakwabo nabazali bakhe kepha ubala izingane zakhe
nomkakhe okunguwona mndeni wakhe awushiyile emhlabeni.
EKUGCINENI
Phetha ngomusho wokuvalelisa
 Lala ngoxolo
 Lala uphumule
 Sohlala sikukhumbula
(kuyancomeka uma usuphetha ukuthi ubize umufi ngezithakazelo zakubo)
Ukwabiwa kwamamaki
1. Ulimi, istayela kanye nokukuhlela (10)
2. Okuqukethwe, amalungiselelo nesakhiwo (15)
ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA P3 IBANGA 12 B.MTSHALI
Incwadi Yobungani
Ngaphambi kokubhala incwadi fundisisa umyalelo uthole ukuthi lomuntu ombhalelayo
ukanjani nawe nesizathu sokubhala kwakho. Uma usubhala qaphela ulimi olusebenzisayo
kanjalo nerejista.
Okulindelekile
Ikheli
 Ikheli elilodwa lobhalalyo.
 Ikheli lihamba nosuku.
Isib: 987 Mbhense Street
Sthembile location
Glencoe
2930
14 Mandulo 2018
Ukubingelela
 Bingelela ombhalelayo sakukhuluma, lokhu kungaphinde kutshengise nobudlelwano
bakho nombhalelayo isib: Gogo,Baba,Mngani, Malume njll.
Isingeniso
Isigaba sokuqala
 Qalisa isigaba sokuqala ngelilodwa lamagama akulesi sigejana samagama alandelalayo
Ngiyathemba,Ngiyathokoza ,Ngabonga,Ngiyaxolisa,Ngiyadumala.
 Kuye ngesizathu sokubhala kwakho incwadi.
Umzimba
Isigaba sesibili
 Phindela embuzweni uwufundisise uthole ukuthi ukuyalela ukuba ubhale ngani.
Isib :Umalume wakho uthenge imoto bhala incwadi umbongele uphinde umeluleke
ukuthi ayiphathe kanjani.
 Esibonelweni esingenhla ubhala incwadi ubongele uphinde ululeke umalume wakho
othenge imoto.
 Lokhu kusho ukuthi esigabeni sesibili ulindeleke ukuthi ubongele uphinde ululeke.
Isiphetho
Isigaba sesithathu
 Lapha usuyayiphetha incwadi yakho.
 Ukudlulisela obhalelwayo umyalezo noma umkhonzo.
Ukuvalelisa
 Valelisa ukhombise ukumazi ombhalelayo bese ubhala igama lakho liqale ngonkamisa u
‘u’ omncane.
Isib: yimina umzala wakho
u-Azenokuhle
Incwadi Yakomkhulu
Ngaphambi kokubhala fundisisa umyalelo uthole ukuthi isizathu sokubhala incwadi isib.
Ukukhalaza esikhungweni esithile,Ukucela isikhala somsebenzi njll. Ulimi olusetshenziswayo
olimi oluhloniphayo nethoni ephansi kwazise usuke ubhalela umuntu omkhulu kanti nezinto
ozishoyo kumele zishaye ngqo kungabi imibono.
Okulindelekile
 Ikheli lobhalayo esandleni sokudla.
 Usuku okubhalwe ngalo incwadi.
 Ikheli lalapho incwadi iya khona.
 Ukubingelela (Mnumzane/Nkosikazi/Nkosazane).
 Isihloko esibhalwe ngosonhlamvukazi (Isizathu sokubhala incwadi).
 Isingeniso (Ukuchaza isihlokwe).
 Umzimba (Ukunaba kabanzi ngesihlokwe ngokubeka amaphuzu okusekela okushoyo).
 Isiphetho
 Ukuvalelisa: Yimina ozithobayo
Igama nesibongo
Isikhundla sakho
Ukusayina
Isibonelo sencwadi yakomkhulu
5 Masibumbane Road
Mhlabuhlangene Township
Mondlo
4009
14 Nhlolanja 2019
Isikhundla salowo obhalelwayo
Sebenzakusakhanya secondary school
P.O Box 231
Glencoe
2930
********************************
Mnumzane/Nkosikazi/nkosazane
********************************
Isizathu sokubhala incwadi
********************************
Isingeniso: Isizathu sokubhala incwadi.
*******************************
Umzimba : Ukunaba kabanzi ngokubeka amaphuzu okusekela okwethulayo. Kungaba
izigaba ezimbili kuya kwezintathu.
*******************************
Isiphetho: ukubeka umbono wakho.
******************************
Yimina ozithobayo
T Msomi
(uNobhala)
IMIBHALO EDLULISA IMIYALEZO
INKULUMO ELUNGISELELWE
25 AMAMAKI
IPHEPHA LESITHATHU
UMBIKO OBEKELWE UMGOMO
25 AMAMAKI
OKULINDELEKILE
Isihloko
 Bhala isihlokwe ngosonhlamvukazi
Isib: Umbiko Mayelana Nabantu Abadla Imali Kahulumeni Ngokungemthetho
 Bhala usuku ukubhale ngalo umbiko.
 Isingeniso : aiveze ukuthi umbiko umayelana nani fuythi ucelwe ubani ukuthi wenze umcwaningo nglokho
okuphenyayo.
 Umzimba
 Izindlela ezisetshenzisiwe zokuqoqa ulwazi oludingekayo.
 Okutholakele ngocwaningo.
 Iziphakamiso ezivela emuva kocwaningo.
 Ukuphetha ucwaningo.
 Isiphetho
 Ukuveza ukuthi ubhalwe ngubani umbiko.
Isib: Ubhalwe nguThathezakhe Mhlaba
(isikhundla sakhe)
OKULINDELEKILE
UKUBINGELELA
 Akuvele ukuthi inkulumo yethulwa ngubani.
 Ukuvele nohlobo lomcimbi owethanyelwe.
 Othula inkulumo akabingelele izithameli zakhe ngokuhlukana kwezikhundla zazo.
 Othula inkulumo akabonge ithuba lokuthula inkulumo yakhe
ISINGENISO
 Kulindeleke ukuthi othula inkulumo engenise ngokuchaza isihlokwe.
 Ungenisa inkulumo yakhe enamathele engqikithini.
UMZIMBA
 Ukunaba kabanzi ngesihlokwe.
 Lokhu ungakwenza ngothula amaphuzu azosekela lokho okushoyo.
 Amaphuzu owathulayo mawangabi imibono kodwa kude amaqiniso anobufakazi.
 Ungachaphuna nolwazi lwakho lwempilo ukusekela okushoyo.
 Ungaphinde uyithake nangamahlaya inkumo yakho kodwa kungabi aphumayo egqikithini.
ISIPHETHO
 Ungayiphetha ngokululeka nangokugqugquzela abantu ukuthi benze nto ethile kuye ngokuthi ubukhuluma
ngani.
 Ukukhombisa obunye ufakazi balento obukhuluma ngayo okungaba amashadi njll.
 Ama”website” lapho kuthathwe khona obunye obufakazi obuthuliwe.
UKUVALELISA
 Ukubonga ithuba lokuba yisikhulumi.
IPHEPHA LESITHATHU
I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO
25 AMAMAKI
OKULINDELEKILE
Ngaphambi kokubhala fundisisa umbuzo uthole imininingwane mayelana nomhlangano ozobhala amaminithi awo.
I-AJENDA
Lapha ukhipha isismemo wazise wonke umuntu othintekayo kulowo mhlangano. Kumule kuvele isisizathu sokubizwa
komhlangano nalokhu okulandelayo:
 Indawo
 Usuku
 Isikhathi
AMAMINITHI
o Ukuvula
o Ababekhona
o Abaxolisile
o Amazwi kasihlalo
o Ukufundwa kwamaminithi omhlangano odlule.
o Ezivuka emaminithini
o Ezosuku
 Iziphakamiso
 Izinqumo
o Izingxubevange
o Usuku lomhlangano olandelayo.
o Ukuvala
Qinisekisa ukuthi amaminithi akho ahamba ne ajenda.
Amaminithi omhlangano awabhalwe ngenkathi edlule.

More Related Content

What's hot (20)

METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptxMETHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
METHODOLOGY ISIZULU MLANDO KAMUFI SLIDES.pptx
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Izindlela zesenzo
Izindlela zesenzoIzindlela zesenzo
Izindlela zesenzo
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Ezinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindoEzinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindo
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 

Similar to 409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf

Similar to 409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf (20)

Letter
LetterLetter
Letter
 
General points in letter writing
General points in letter writing General points in letter writing
General points in letter writing
 
Letter writing
Letter writing Letter writing
Letter writing
 
How to write informal letters in english (1)
How to write informal letters in  english (1)How to write informal letters in  english (1)
How to write informal letters in english (1)
 
1stppt
1stppt1stppt
1stppt
 
Presentation1
Presentation1Presentation1
Presentation1
 
How to write a letter
How to write a letterHow to write a letter
How to write a letter
 
Supplementary Material forLetter Writing.pdf
Supplementary Material forLetter Writing.pdfSupplementary Material forLetter Writing.pdf
Supplementary Material forLetter Writing.pdf
 
how_to_write_formal_letters.pptx
how_to_write_formal_letters.pptxhow_to_write_formal_letters.pptx
how_to_write_formal_letters.pptx
 
Lecture 1 the letter
Lecture  1 the letterLecture  1 the letter
Lecture 1 the letter
 
Letter writing
Letter writingLetter writing
Letter writing
 
Busines Writing skills.pptx
Busines Writing skills.pptxBusines Writing skills.pptx
Busines Writing skills.pptx
 
WRITING SKILLS
WRITING SKILLSWRITING SKILLS
WRITING SKILLS
 
Letter Writing
Letter WritingLetter Writing
Letter Writing
 
Formal and Informal Letter Writing
Formal and Informal Letter WritingFormal and Informal Letter Writing
Formal and Informal Letter Writing
 
Letter
LetterLetter
Letter
 
Formal letters
Formal lettersFormal letters
Formal letters
 
Formal letter.
Formal letter.Formal letter.
Formal letter.
 
8 Reference Letters Mungunsaran
8 Reference Letters Mungunsaran8 Reference Letters Mungunsaran
8 Reference Letters Mungunsaran
 
Letter writing
Letter writingLetter writing
Letter writing
 

Recently uploaded

Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptxFinal demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptxAvyJaneVismanos
 
MARGINALIZATION (Different learners in Marginalized Group
MARGINALIZATION (Different learners in Marginalized GroupMARGINALIZATION (Different learners in Marginalized Group
MARGINALIZATION (Different learners in Marginalized GroupJonathanParaisoCruz
 
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...JhezDiaz1
 
AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.
AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.
AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.arsicmarija21
 
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxPOINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxSayali Powar
 
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdfPharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdfMahmoud M. Sallam
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...Marc Dusseiller Dusjagr
 
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceRoles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceSamikshaHamane
 
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptxCELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptxJiesonDelaCerna
 
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Jisc
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsanshu789521
 
Meghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media ComponentMeghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media ComponentInMediaRes1
 
MICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptx
MICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptxMICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptx
MICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptxabhijeetpadhi001
 
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxProudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxthorishapillay1
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersSabitha Banu
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon AUnboundStockton
 
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptxECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptxiammrhaywood
 
Alper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentAlper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentInMediaRes1
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxpboyjonauth
 
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdfEnzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdfSumit Tiwari
 

Recently uploaded (20)

Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptxFinal demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
 
MARGINALIZATION (Different learners in Marginalized Group
MARGINALIZATION (Different learners in Marginalized GroupMARGINALIZATION (Different learners in Marginalized Group
MARGINALIZATION (Different learners in Marginalized Group
 
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
 
AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.
AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.
AmericanHighSchoolsprezentacijaoskolama.
 
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptxPOINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
POINT- BIOCHEMISTRY SEM 2 ENZYMES UNIT 5.pptx
 
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdfPharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
Pharmacognosy Flower 3. Compositae 2023.pdf
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
 
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in PharmacovigilanceRoles & Responsibilities in Pharmacovigilance
Roles & Responsibilities in Pharmacovigilance
 
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptxCELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
 
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
 
Meghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media ComponentMeghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media Component
 
MICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptx
MICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptxMICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptx
MICROBIOLOGY biochemical test detailed.pptx
 
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptxProudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
Proudly South Africa powerpoint Thorisha.pptx
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon A
 
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptxECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
 
Alper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentAlper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media Component
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
 
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdfEnzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
Enzyme, Pharmaceutical Aids, Miscellaneous Last Part of Chapter no 5th.pdf
 

409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf

  • 1. ISIZULU ILIMI LWASEKHAYA AMANOTHI EPHEPHA LESITHATHU (P3) MTSHALI BONGUMENZI SEBENZAKUSAKHANYA SECONDARY SCHOOL
  • 2. ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA AMANOTHI EPHEPHA LESITHATHU (P3) OKUQUKETHWE IMIBHALO EDLULISA IMIYALEZO  UMLANDO KAMUFI  INCWADI YOBUNGANI  INCWADI YAKOMKHULU  INKULUMO ELUNGISELELWE  I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO  UMBIKO OBEKELWE UMGOMO
  • 3. ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA P3 IBANGA 12 B.MTSHALI Iphepha lesithathu Isiqephu B : Imibhalo edlulisa imilayezo Okulindelekile Umlando kamufi Ngaphambi kokubhala funndisisa umbuzo uthole embuzweni ukuthi lomuntu obhala umlando wakhe ungumuntu okanjani isib. Umfundi wesikole, umhlengikazi noma umuntu osekhulile njll. Uma usukutholile lokhu bheka ubudlelwano bakho naye isib. Umngani wakho, umkhulu wakho noma umalume wakho njll. Uma usukutholile konke lokhu bheka izinga akulona nezinto okungabe usezizuzile. Uma usubhala qaphela lokhu okulandelayo  Uma abazali bakamufi bengashadile uyabashadisa ubabize ngesibongo esisodwa  Uma kungukuthi umufi ubengakashadi uwukuvezi ykuthi ubesenengane noma nezingane ISIHLOKO  Bhala ngosonhlamvukazi isihloko.  Bhala amagama kamufi aphelele. Isib. Umlando Kamufi uThokozani Magubane. ISINGENISO  Bhala amagama kamufi aphelele.  Bhala amagama abazali bakamufi.  Bhala usuku azalwa ngalo nashone ngalo.  Bhala indawo azalelwa kuyo. (HHAYI ESIBHEDLELA) UMZIMBA (isigaba sokuqala)  Veza amazinga emfundo adlule kuwo.  Amabanga aphansi  Amabanga aphezulu  Imfundo yakonqondonkulu UMZIMBA (isigaba sesibili)  Veza imikhakha asebenze kuyo, kuyancomeka uma ubale izindawo ezimbili noma ngaphezulu.  Iqhaza alibambile ekuthuthukiseni umphakathi wangakubo ISIPHETHO  Abantu abayigazi abashiyile emhlabeni.  Uma umufi ubeseshadile awube usababala abakwabo nabazali bakhe kepha ubala izingane zakhe nomkakhe okunguwona mndeni wakhe awushiyile emhlabeni. EKUGCINENI Phetha ngomusho wokuvalelisa  Lala ngoxolo  Lala uphumule  Sohlala sikukhumbula (kuyancomeka uma usuphetha ukuthi ubize umufi ngezithakazelo zakubo)
  • 4. Ukwabiwa kwamamaki 1. Ulimi, istayela kanye nokukuhlela (10) 2. Okuqukethwe, amalungiselelo nesakhiwo (15)
  • 5. ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA P3 IBANGA 12 B.MTSHALI Incwadi Yobungani Ngaphambi kokubhala incwadi fundisisa umyalelo uthole ukuthi lomuntu ombhalelayo ukanjani nawe nesizathu sokubhala kwakho. Uma usubhala qaphela ulimi olusebenzisayo kanjalo nerejista. Okulindelekile Ikheli  Ikheli elilodwa lobhalalyo.  Ikheli lihamba nosuku. Isib: 987 Mbhense Street Sthembile location Glencoe 2930 14 Mandulo 2018 Ukubingelela  Bingelela ombhalelayo sakukhuluma, lokhu kungaphinde kutshengise nobudlelwano bakho nombhalelayo isib: Gogo,Baba,Mngani, Malume njll. Isingeniso Isigaba sokuqala  Qalisa isigaba sokuqala ngelilodwa lamagama akulesi sigejana samagama alandelalayo Ngiyathemba,Ngiyathokoza ,Ngabonga,Ngiyaxolisa,Ngiyadumala.  Kuye ngesizathu sokubhala kwakho incwadi. Umzimba Isigaba sesibili  Phindela embuzweni uwufundisise uthole ukuthi ukuyalela ukuba ubhale ngani. Isib :Umalume wakho uthenge imoto bhala incwadi umbongele uphinde umeluleke ukuthi ayiphathe kanjani.  Esibonelweni esingenhla ubhala incwadi ubongele uphinde ululeke umalume wakho othenge imoto.  Lokhu kusho ukuthi esigabeni sesibili ulindeleke ukuthi ubongele uphinde ululeke. Isiphetho Isigaba sesithathu  Lapha usuyayiphetha incwadi yakho.  Ukudlulisela obhalelwayo umyalezo noma umkhonzo.
  • 6. Ukuvalelisa  Valelisa ukhombise ukumazi ombhalelayo bese ubhala igama lakho liqale ngonkamisa u ‘u’ omncane. Isib: yimina umzala wakho u-Azenokuhle Incwadi Yakomkhulu Ngaphambi kokubhala fundisisa umyalelo uthole ukuthi isizathu sokubhala incwadi isib. Ukukhalaza esikhungweni esithile,Ukucela isikhala somsebenzi njll. Ulimi olusetshenziswayo olimi oluhloniphayo nethoni ephansi kwazise usuke ubhalela umuntu omkhulu kanti nezinto ozishoyo kumele zishaye ngqo kungabi imibono. Okulindelekile  Ikheli lobhalayo esandleni sokudla.  Usuku okubhalwe ngalo incwadi.  Ikheli lalapho incwadi iya khona.  Ukubingelela (Mnumzane/Nkosikazi/Nkosazane).  Isihloko esibhalwe ngosonhlamvukazi (Isizathu sokubhala incwadi).  Isingeniso (Ukuchaza isihlokwe).  Umzimba (Ukunaba kabanzi ngesihlokwe ngokubeka amaphuzu okusekela okushoyo).  Isiphetho  Ukuvalelisa: Yimina ozithobayo Igama nesibongo Isikhundla sakho Ukusayina
  • 7. Isibonelo sencwadi yakomkhulu 5 Masibumbane Road Mhlabuhlangene Township Mondlo 4009 14 Nhlolanja 2019 Isikhundla salowo obhalelwayo Sebenzakusakhanya secondary school P.O Box 231 Glencoe 2930 ******************************** Mnumzane/Nkosikazi/nkosazane ******************************** Isizathu sokubhala incwadi ******************************** Isingeniso: Isizathu sokubhala incwadi. ******************************* Umzimba : Ukunaba kabanzi ngokubeka amaphuzu okusekela okwethulayo. Kungaba izigaba ezimbili kuya kwezintathu. ******************************* Isiphetho: ukubeka umbono wakho. ****************************** Yimina ozithobayo T Msomi (uNobhala)
  • 8. IMIBHALO EDLULISA IMIYALEZO INKULUMO ELUNGISELELWE 25 AMAMAKI
  • 9. IPHEPHA LESITHATHU UMBIKO OBEKELWE UMGOMO 25 AMAMAKI OKULINDELEKILE Isihloko  Bhala isihlokwe ngosonhlamvukazi Isib: Umbiko Mayelana Nabantu Abadla Imali Kahulumeni Ngokungemthetho  Bhala usuku ukubhale ngalo umbiko.  Isingeniso : aiveze ukuthi umbiko umayelana nani fuythi ucelwe ubani ukuthi wenze umcwaningo nglokho okuphenyayo.  Umzimba  Izindlela ezisetshenzisiwe zokuqoqa ulwazi oludingekayo.  Okutholakele ngocwaningo.  Iziphakamiso ezivela emuva kocwaningo.  Ukuphetha ucwaningo.  Isiphetho  Ukuveza ukuthi ubhalwe ngubani umbiko. Isib: Ubhalwe nguThathezakhe Mhlaba (isikhundla sakhe)
  • 10. OKULINDELEKILE UKUBINGELELA  Akuvele ukuthi inkulumo yethulwa ngubani.  Ukuvele nohlobo lomcimbi owethanyelwe.  Othula inkulumo akabingelele izithameli zakhe ngokuhlukana kwezikhundla zazo.  Othula inkulumo akabonge ithuba lokuthula inkulumo yakhe ISINGENISO  Kulindeleke ukuthi othula inkulumo engenise ngokuchaza isihlokwe.  Ungenisa inkulumo yakhe enamathele engqikithini. UMZIMBA  Ukunaba kabanzi ngesihlokwe.  Lokhu ungakwenza ngothula amaphuzu azosekela lokho okushoyo.  Amaphuzu owathulayo mawangabi imibono kodwa kude amaqiniso anobufakazi.  Ungachaphuna nolwazi lwakho lwempilo ukusekela okushoyo.  Ungaphinde uyithake nangamahlaya inkumo yakho kodwa kungabi aphumayo egqikithini. ISIPHETHO  Ungayiphetha ngokululeka nangokugqugquzela abantu ukuthi benze nto ethile kuye ngokuthi ubukhuluma ngani.  Ukukhombisa obunye ufakazi balento obukhuluma ngayo okungaba amashadi njll.  Ama”website” lapho kuthathwe khona obunye obufakazi obuthuliwe. UKUVALELISA  Ukubonga ithuba lokuba yisikhulumi.
  • 11. IPHEPHA LESITHATHU I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO 25 AMAMAKI OKULINDELEKILE Ngaphambi kokubhala fundisisa umbuzo uthole imininingwane mayelana nomhlangano ozobhala amaminithi awo. I-AJENDA Lapha ukhipha isismemo wazise wonke umuntu othintekayo kulowo mhlangano. Kumule kuvele isisizathu sokubizwa komhlangano nalokhu okulandelayo:  Indawo  Usuku  Isikhathi AMAMINITHI o Ukuvula o Ababekhona o Abaxolisile o Amazwi kasihlalo o Ukufundwa kwamaminithi omhlangano odlule. o Ezivuka emaminithini o Ezosuku  Iziphakamiso  Izinqumo o Izingxubevange o Usuku lomhlangano olandelayo. o Ukuvala Qinisekisa ukuthi amaminithi akho ahamba ne ajenda. Amaminithi omhlangano awabhalwe ngenkathi edlule.