SlideShare a Scribd company logo
1 of 19
IZAKHIWO NEZIMISO
ZOKUSETSHENZISWA
KOLIMI
IBANGA 10
BHEKA IZITHOMBE EZINGEZANSI, SHONO UKUTHI
UBONANI
IZITHOMBE , KUYAQHUTSHWA…….
IZINHLOBO ZAMABIZO
Izakhiwo nezimiso zokusethenziswa kolimi.
IMIPHUMELA YESIFUNDO
• Ngemuva kwesifundo abafundi bazokwazi ukuhlukanisa amabizo
ngokwezinhlobo zawo.
• Bazokwazi ukutomula amabizo ahlukanehlukene emibhalweni, basho ukuthi
angena ngaphansi kwaluphi uhlobo.
• Bazokwazi ukusebenzisa izinhlobo zamabizo, ukuzakhela eyabo imisho
enomqondo ogcwele.
• Ukuhlukanisa phakathi kwezinhlobo zamabizo
LIYINI IBIZO?
• Ibizo igama lento ebonakalayo noma engabonakali kodwa ezaziyo ukuthi ikhona .
• Isibonelo: incwadi, imoto, amafu, uZanele,umfundisi, umoya,uthishanhloko,ihlathi.
IZINHLOBO
ZAMABIZO
ZIYISISHIYAGALOMBILI IZINHLOBO ZAMABIZO ESINAZO OLIMINI LWESIZULU.
1. IBIZOQHO
• Lapha kukhulunywa amagama abantu, izibongo zabo, amagama emigwaqo, imifula,
izikole,kanye nezindawo.
• Lawa amabuizo asuselwa kwamanye amabizo nezinye izingcezu zenkulumo.
• Emabizweni:
• Indaba =uNdaba
• Izintuli= uNtuli
• Ezabizazwaneni:
• Thina=uThina (soqobo)
• Zodwa =uZodwa (sokubala)
• Sonke = uSonke (sokubala)
IBIZOQHO KUYAQHUTSHWA…..
• Ongumnini:
• zethu= uZethu
• Eziphawulweni:
• -ncane=uNcane
• -mkhulu=uMkhulu
• Ezenzweni:
• -zuma=uZuma
• Lawa amabizo angasuselwa nakwezinye izingcezu zenkulumo: izimpambosi, isandiso.
2. IBIZONTO
• Lawa amabizo aphathelene nezinto, ikakhulukazi ezingakwazi ukudalwa abantu
• Izibonelo:
• Indlu.
• Ingubo
• Lawa mabizo ayakwazi ukususelwa ezenzweni, bese kujobelelwa u -0 oqukethe mqondo
wegama lento.
• Izibonelo:
• Thenga= intengo
• Thandaza=umthandazo
3. IBIZOMUNTU
• Kulengxenye kubhekwa igama umuntu alinikwa lona kulandela umsebenzi
awenzayo.
• Izibonelo:
• Umuntu oshayelayo- umshayeli
• Umuntu ofundisayo- umfundisi
• Umuntu ofundayo- umfundi
• Umuntu othungayo- umthungi
4. IBIZOMFAKELA
• Igama noma amagama asuselwa kwezinye izilimi , kulandela ukungakabikho kwalawo
esizulu ashaya khona .
• Izibonelo:
• Itafula –tafel
• Imoto- motor vehicle
• Isitatimende- statement
• Ithini- tin
• Ibhakede- bucket
5. IBIZOQOQA
• Lapha kuqoqwa izinto eziningi zibizwe ngegama elilodwa
• Izibonelo:
• Umhlambi wezinkomo (izinkomo eziningi)
• inyanda yezinkuni ( izinkuni eziningi eziqoqelwe ndawonye)
• Iviyo lezinsizwa ( izinsizwa eziningi)
6.IBIZOMVAMA/AMABIZO EMVELO
• Lama bizo kawakhombisi ukuthi kukhona la asuselwa khona, ingakho kuthiwa
angamabizo emvelo
• Izibonelo:
• Umuntu
• Utshani
• Umuthi/isihlahla
• Imvula
• amanzi
7.IBIZOMBAXA/IBIZONGXUBE
• Lapha kubhekwa amabizo akhiwe ngezingcezu ezimbili noma ezingaphezulu
zenkulumo kuze kuphume igama elilodwa.
• uthisha+inhloko=uthishanhloko
• Ibizo+ibizo+=Ibizongxube
• Phuma+ ilanga= iMpumalanga
• Isenzo+ibizo= Ibizongxube
8.IBIZONYA
• Amagama ezinto ezingabonakali futhi ezingathinteki.
• Izibonelo:
• Luhle uthando lweqiniso.
• Uthe efika enkonzweni kwathiwa ungenwe umoya omubi.
• Zibonakele zivukwa umona izingane ngenkathi enye iqhamuka nobhanana
owodwa.
IMIBUZO?
UKUFINGQA
• Ngamafuphi , isifundo sanamuhla besigxile kuphi?
• Yiluphi uhlobo oluqonda kangcono? Ngobani?
UMSEBENZI WASE KILASINI
• Mfundi ngena ku “quizizz”
• https://quizizz.com/admin/quiz/651453432a473c0c93d06932?source=quiz_share
• Qinisekisa ukushesha ukuphendula, abaphume phambli abathathu bazothola
imiklomelo!!!!
UKWANDA KWALIWA UMTHAKATHI!!!!!

More Related Content

What's hot (20)

Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
Ezinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindoEzinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindo
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdfIzingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Izindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 bIzindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 b
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdfLecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 

Isizulu izinhlobo zamabizo.pptx

  • 2. BHEKA IZITHOMBE EZINGEZANSI, SHONO UKUTHI UBONANI
  • 4. IZINHLOBO ZAMABIZO Izakhiwo nezimiso zokusethenziswa kolimi.
  • 5. IMIPHUMELA YESIFUNDO • Ngemuva kwesifundo abafundi bazokwazi ukuhlukanisa amabizo ngokwezinhlobo zawo. • Bazokwazi ukutomula amabizo ahlukanehlukene emibhalweni, basho ukuthi angena ngaphansi kwaluphi uhlobo. • Bazokwazi ukusebenzisa izinhlobo zamabizo, ukuzakhela eyabo imisho enomqondo ogcwele. • Ukuhlukanisa phakathi kwezinhlobo zamabizo
  • 6. LIYINI IBIZO? • Ibizo igama lento ebonakalayo noma engabonakali kodwa ezaziyo ukuthi ikhona . • Isibonelo: incwadi, imoto, amafu, uZanele,umfundisi, umoya,uthishanhloko,ihlathi.
  • 8. 1. IBIZOQHO • Lapha kukhulunywa amagama abantu, izibongo zabo, amagama emigwaqo, imifula, izikole,kanye nezindawo. • Lawa amabuizo asuselwa kwamanye amabizo nezinye izingcezu zenkulumo. • Emabizweni: • Indaba =uNdaba • Izintuli= uNtuli • Ezabizazwaneni: • Thina=uThina (soqobo) • Zodwa =uZodwa (sokubala) • Sonke = uSonke (sokubala)
  • 9. IBIZOQHO KUYAQHUTSHWA….. • Ongumnini: • zethu= uZethu • Eziphawulweni: • -ncane=uNcane • -mkhulu=uMkhulu • Ezenzweni: • -zuma=uZuma • Lawa amabizo angasuselwa nakwezinye izingcezu zenkulumo: izimpambosi, isandiso.
  • 10. 2. IBIZONTO • Lawa amabizo aphathelene nezinto, ikakhulukazi ezingakwazi ukudalwa abantu • Izibonelo: • Indlu. • Ingubo • Lawa mabizo ayakwazi ukususelwa ezenzweni, bese kujobelelwa u -0 oqukethe mqondo wegama lento. • Izibonelo: • Thenga= intengo • Thandaza=umthandazo
  • 11. 3. IBIZOMUNTU • Kulengxenye kubhekwa igama umuntu alinikwa lona kulandela umsebenzi awenzayo. • Izibonelo: • Umuntu oshayelayo- umshayeli • Umuntu ofundisayo- umfundisi • Umuntu ofundayo- umfundi • Umuntu othungayo- umthungi
  • 12. 4. IBIZOMFAKELA • Igama noma amagama asuselwa kwezinye izilimi , kulandela ukungakabikho kwalawo esizulu ashaya khona . • Izibonelo: • Itafula –tafel • Imoto- motor vehicle • Isitatimende- statement • Ithini- tin • Ibhakede- bucket
  • 13. 5. IBIZOQOQA • Lapha kuqoqwa izinto eziningi zibizwe ngegama elilodwa • Izibonelo: • Umhlambi wezinkomo (izinkomo eziningi) • inyanda yezinkuni ( izinkuni eziningi eziqoqelwe ndawonye) • Iviyo lezinsizwa ( izinsizwa eziningi)
  • 14. 6.IBIZOMVAMA/AMABIZO EMVELO • Lama bizo kawakhombisi ukuthi kukhona la asuselwa khona, ingakho kuthiwa angamabizo emvelo • Izibonelo: • Umuntu • Utshani • Umuthi/isihlahla • Imvula • amanzi
  • 15. 7.IBIZOMBAXA/IBIZONGXUBE • Lapha kubhekwa amabizo akhiwe ngezingcezu ezimbili noma ezingaphezulu zenkulumo kuze kuphume igama elilodwa. • uthisha+inhloko=uthishanhloko • Ibizo+ibizo+=Ibizongxube • Phuma+ ilanga= iMpumalanga • Isenzo+ibizo= Ibizongxube
  • 16. 8.IBIZONYA • Amagama ezinto ezingabonakali futhi ezingathinteki. • Izibonelo: • Luhle uthando lweqiniso. • Uthe efika enkonzweni kwathiwa ungenwe umoya omubi. • Zibonakele zivukwa umona izingane ngenkathi enye iqhamuka nobhanana owodwa.
  • 18. UKUFINGQA • Ngamafuphi , isifundo sanamuhla besigxile kuphi? • Yiluphi uhlobo oluqonda kangcono? Ngobani?
  • 19. UMSEBENZI WASE KILASINI • Mfundi ngena ku “quizizz” • https://quizizz.com/admin/quiz/651453432a473c0c93d06932?source=quiz_share • Qinisekisa ukushesha ukuphendula, abaphume phambli abathathu bazothola imiklomelo!!!! UKWANDA KWALIWA UMTHAKATHI!!!!!