SlideShare a Scribd company logo
1 of 11
IZINKONDLO
LP Molife
30 Mandulo 2021
Ekugcineni kwalesi Sifundo kumele:
 Ukwazi ukuthi zingakhi izimpawu zenkondlo
 Ukwazi ukuzikhomba izimpawu zenkondlo
 Ukwazi ukuthi yini ukuxhumana
 Ukwazi isakhiwo sangaphandle kanye nesangaphandle
 Izinhlobo zezinkondlo
ISIBONELO SENKONDLO
IZINKONDLO
◦Ngabe ikuphi esikukhumbulayo kanti futhi
esikwaziyo ngezinkondlo?
IZINKONDLO
Izinkondlo ziqukethe isakhiwo sangaphandle kanye nesakhiwo
sangaphakathi
Isakhiwo sangaphandle
◦ Isakhiwo sangaphandle ilapho sithola khona izimpawu ngaphandle kwenkondlo, kanti lapha akudingeki
nokuthi uyifunde inkondlo.
◦ Nakhu okutholakala ngaphansi wesakhiwo sangaphandle
◦ Indiyana/Isigaba
◦ Imvumelwano
◦ Isigqi
◦ Ukuphinda amaphethini
◦ Impindwa
◦ imfanamsindo
Isakhiwo sangaphakathi
◦ Isakhiwo sangaphakathi izimpawu zakhona sizithola ngokuthi siyifunde inkondlo.
◦ Nakhu okutholakala ngaphansi kwesakhiwo sangaphakathi.
◦ Imfanekiso mqondo
◦ Isifaniso
◦ Isingathekiso
◦ Uphawu
◦ Ukwenza samuntu
Isakhiwo sangaphakathi…ukuqhutshwa
◦ Ukuxhumana kwemiqondo
◦ Ukuxhumana siqalo
◦ Ukuxhumana sigcino
◦ Ukuxhumana ukuyinxemu
Uhlobo lwezinkondlo
Ilirikhi – Loluhlobo lwenkondlo luqukethe imizwa yomlobi
- lapha imbongi ikhululekile ukusho nanoma ngabe yini eyizwayo.
I-eleji – Lenkodlo iveza isililo sembongi, lapha kujwayeleke ukuthi ibe ngomuntu osedlule emhlabeni.
- lapha kulenkondlo uyashesha ukwazi ukuthola isimo sembongi
i-ephikhi – Lenkondlo yona ixoxa indaba esamlando.
- Indlela yobunkondlo iyonaeveza kabanzi izigameko ezithile.
Isonethi – imvamisa lenkondlo iba nemigqa eyi-14
- lenkondlo yesonethi ejwayelekile ngeyase Ntaliyane kanti ihlukaniswa izigaba ezimbili.
- kuvame ukuthi umugqawokuqala uqukethe umqondo ohlukile kulona womugqa wesibili.
Uhlobo lwezinkondlo… ukuqhutshwa
Izibongo zesimanje – Lezi zinkondlo zikhomba indlela enstha noma indlela yokubhala izinkondlo zesimanje.
- Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano.
Umbhinqo – Loluhlobo alufani nezinye zezinkondlo ezincomayo. Lohlobo lugxeka isimo noma ukuziphatha komuntu othize.
- Akubona bodwa abantu kuphela lenkondlo ebagxekayo kodwa kwezinye izikhathi igxeka noma yini
engahambisani nenhlalo yabantu
Imibuzo…..
◦ Ukufinqa isifundo
◦ Ukubonga

More Related Content

What's hot

What's hot (20)

Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Sicikozangosiba 161125075523
Sicikozangosiba 161125075523Sicikozangosiba 161125075523
Sicikozangosiba 161125075523
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 

Recently uploaded

30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...Nguyen Thanh Tu Collection
 
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...Nguyen Thanh Tu Collection
 
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...Nguyen Thanh Tu Collection
 
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)Shankar Aware
 
Seth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñ
Seth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñSeth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñ
Seth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñcarrenoelio8
 

Recently uploaded (6)

30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
30 ĐỀ PHÁT TRIỂN THEO CẤU TRÚC ĐỀ MINH HỌA BGD NGÀY 22-3-2024 KỲ THI TỐT NGHI...
 
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
TUYỂN TẬP 25 ĐỀ THI HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2023 CÓ ĐÁP ÁN (SƯU...
 
LAR MARIA MÃE DE ÁFRICA .
LAR MARIA MÃE DE ÁFRICA                 .LAR MARIA MÃE DE ÁFRICA                 .
LAR MARIA MÃE DE ÁFRICA .
 
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
TUYỂN TẬP 20 ĐỀ THI KHẢO SÁT HỌC SINH GIỎI MÔN TIẾNG ANH LỚP 6 NĂM 2020 (CÓ Đ...
 
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)French Revolution  (फ्रेंच राज्यक्रांती)
French Revolution (फ्रेंच राज्यक्रांती)
 
Seth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñ
Seth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñSeth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñ
Seth-Godin-–-Tribus-PDFDrive-.pdf en espaoñ
 

Izinkondlo (Isakhiwo)

  • 2. Ekugcineni kwalesi Sifundo kumele:  Ukwazi ukuthi zingakhi izimpawu zenkondlo  Ukwazi ukuzikhomba izimpawu zenkondlo  Ukwazi ukuthi yini ukuxhumana  Ukwazi isakhiwo sangaphandle kanye nesangaphandle  Izinhlobo zezinkondlo
  • 4. IZINKONDLO ◦Ngabe ikuphi esikukhumbulayo kanti futhi esikwaziyo ngezinkondlo?
  • 5. IZINKONDLO Izinkondlo ziqukethe isakhiwo sangaphandle kanye nesakhiwo sangaphakathi
  • 6. Isakhiwo sangaphandle ◦ Isakhiwo sangaphandle ilapho sithola khona izimpawu ngaphandle kwenkondlo, kanti lapha akudingeki nokuthi uyifunde inkondlo. ◦ Nakhu okutholakala ngaphansi wesakhiwo sangaphandle ◦ Indiyana/Isigaba ◦ Imvumelwano ◦ Isigqi ◦ Ukuphinda amaphethini ◦ Impindwa ◦ imfanamsindo
  • 7. Isakhiwo sangaphakathi ◦ Isakhiwo sangaphakathi izimpawu zakhona sizithola ngokuthi siyifunde inkondlo. ◦ Nakhu okutholakala ngaphansi kwesakhiwo sangaphakathi. ◦ Imfanekiso mqondo ◦ Isifaniso ◦ Isingathekiso ◦ Uphawu ◦ Ukwenza samuntu
  • 8. Isakhiwo sangaphakathi…ukuqhutshwa ◦ Ukuxhumana kwemiqondo ◦ Ukuxhumana siqalo ◦ Ukuxhumana sigcino ◦ Ukuxhumana ukuyinxemu
  • 9. Uhlobo lwezinkondlo Ilirikhi – Loluhlobo lwenkondlo luqukethe imizwa yomlobi - lapha imbongi ikhululekile ukusho nanoma ngabe yini eyizwayo. I-eleji – Lenkodlo iveza isililo sembongi, lapha kujwayeleke ukuthi ibe ngomuntu osedlule emhlabeni. - lapha kulenkondlo uyashesha ukwazi ukuthola isimo sembongi i-ephikhi – Lenkondlo yona ixoxa indaba esamlando. - Indlela yobunkondlo iyonaeveza kabanzi izigameko ezithile. Isonethi – imvamisa lenkondlo iba nemigqa eyi-14 - lenkondlo yesonethi ejwayelekile ngeyase Ntaliyane kanti ihlukaniswa izigaba ezimbili. - kuvame ukuthi umugqawokuqala uqukethe umqondo ohlukile kulona womugqa wesibili.
  • 10. Uhlobo lwezinkondlo… ukuqhutshwa Izibongo zesimanje – Lezi zinkondlo zikhomba indlela enstha noma indlela yokubhala izinkondlo zesimanje. - Izibongo ziyahlelwa ukuze kube khona lowo mgqumo kanye nemvumelwano. Umbhinqo – Loluhlobo alufani nezinye zezinkondlo ezincomayo. Lohlobo lugxeka isimo noma ukuziphatha komuntu othize. - Akubona bodwa abantu kuphela lenkondlo ebagxekayo kodwa kwezinye izikhathi igxeka noma yini engahambisani nenhlalo yabantu