SIYINI ISENZO
- 4. Isenzo
• Isenzo yigama elisetshenziswa ohlelweni lolimi limele izimo
zezehlakalo.
• Isenzo igama elisitshela ngalokho okwenziwa umenzi
noma umenziwa.
• Isenzo yigama elisilandisayo elakhiwe yisiqu
nesivumelweno.
- 5. Isenzo
• Isenzo sakhiwa amalunga kanye nesivumelwano sikamenzi okanye
sikamenziwa.
• Amalunga esenzo uma esehlangene siwabiza ngokuthi isiqu.
• Kukhona iziqu zesenzo ezinalungalinye, ezinamalunga amabili,
ezinamalunga amathathu, kanye nezinamalunga amane kuya
phezulu.
2022 MTSHALI B 5
- 6. Izenzo ezilunganye
• -fa > wafa umuntu
• -pha > Yipha ingane idokwe
• -dla > Yidla masinya
• -ma > Yima ngiyeza
2022 MTSHALI B 6
- 8. Izenzo ezinamalunga amathathu
• -sebenza > Ukusebenza kanzima kuzala impumelelo
• -gibela > ukugibela imonto zabantu kubi
• -sukuma > Sukuma kuhlale umuntu omdala
• -hlikihla > Hlikihla musa ukuziqinisa
2022 MTSHALI B 8
- 9. Izenzo ezinamalunga amane kuya
phezulu
• -vumbulula > Ukuvumbulula izinto zabantu kubi
• -khuthuluza > khuthuluza isishebo sidle
• -fudumala > nethezeka ufudumale
20XX MTSHALI B 9
- 10. Iziqu zesenzo
• Ngokujwayelekile isenzo sigcina ngonkamisa a no e
kodwa kuyenzeka kushitshe lokhu.
• Uma isiqu sesenzo sezigcina ngo-ï umqondo wesenzo
uyashitsha uveze ukuphika.
• Kanti lapho sigcina ngonkamisa o kuthiwa
siphundulekile.
2022 MTSHALI B 10