SlideShare a Scribd company logo
1 of 23
ISIZULU ULIMI
LWASEKHAYA
IMIFANEKISO MQONDO KANYE NOMQONDO WENKONDLO
Mnu. B MTSHALI
Ngemumva kwalesi Sifundo kulindeleke
ukuthi abafundi bazi lokhu:
 Ukuchaza umqondo wenkondlo,
 Ukuchaza imifanekisomqondo,
 Ukusebenzisa ulwazi lwemifanekisomqondo nomqondo
wenkondlo ukuhlaziya nokuhumusha izinkondlo.
Imifanekiso
mqondo  Ngabe iyini imifanekiso mqondo?
Imifanekiso
mqondo
 Imifanekisomqondo yilawo magama asetshenziswa
imbongi enkondlweni ukwakha imifanekiso
emqondweni wenkondlo ehaywayo noma
efundwayo.
Imifanekiso
mqondo
iyaqhubeka….
Imifanekiso mqondo ihlukaniseka kathathu:
 Imifanekisomqondo ephathelene nezizwa (yokuthinta,
yokuhogela, yokunambitha, yokuzwa, kanye neyokubona)
 Izifengqo, amagama akhombisa ubuciko bolimi
bokusebenzisa igama noma inkulumo engaqondile ngqo
entweni eyishoyo.
 Izimo zokukhuluma, ulimi olunothile nolujulile olufana
nezaga nezisho.
Imifanekiso
mqondo
iyaqhubeka….
 Buka le mifanekiso elandelayo bese usho uhlobo lo
mfanekisomqondo oluphathelene nezinzwa
oluhambisana nayo.
Umqondo
wenkondlo
 Ngabe uyini umqondo
wenkondlo?
Umqondo
wenkondlo
Umqondo wenkondlo welula kulokho okubekwe
yindikimba yenkondlo.
Kubekwa kabanzi ukuthi ithini indikimba
yenkondlo.
Ngakho ke uma sichaza umqondo wenkondlo
sisuke sichaza ukuthi ithini inkondlo, sisuke sifuna
ukwenaba kabanzi ngendikimba yenkondlo.
Umqondo
Osobala
 Umqondo osobala ubhekise kulokho
okushiyo yimbongi,
 Akucatshangelwa ukuthi ngabe iqonde
ukuthi kodwa kuthathwa amagama wayo
ngqo.
Umqondo
Ocashile
 Lapha kubhekwa ukuthi mulayezo
muni lona imbongi eqonde
ukuwundlulisa.
 Kuyacatshangelwa ukuthi ngabe
imbongi iqonde ukuthini
kuhlaziywa inkulumo yayo
ukuhluza lokhu efuna ukukudlulisa.
Umlanjwana ngo-Dr
BW Vilakazi
UBennedict Wallet Vilakazi owazalwa
enguMbambatha kaMshini endaweni yase-Groutvile
Mission station ngakwaDukuza mhlazi-06
KuMasingana ngowe-1906. UBhambatha kaMshini
uthi gogo eNdlovukazini uNgqumbazi kaTshana ozala
isilo uCetshwayo kaMpande. Waba ngowokuqala
kubantu abamnyama ukuthola iziqu zobudokotela,
waphinda waba ngumuntu wokuqala ukufundisa
abelungu esikhungweni semfundo ephakeme. Waba
namagalelo ekubumbeni nasekuthuthukiseni ulimi
lwesiZulu kwezemfundo ebambisene noClement
Doke.
Ugqozi
BW Vilakazi
1. Emasangweni akwaDukuza,
2. Emzin' omkhulu kaNdaba,
3. Ngem' othangweni ngakhuleka,
4. Ngakhuleka laze layoshona.
5. Kwaqhamuka insila yenkosi,
6. Yangiyal' ukuba ngilinde.
7. Kwangen' emakhalen' am' iphunga,
8. Kwakhany' engqondweni yam' efiphele.
9. Kwafika kim' uMkabayi emuhle,
10. Wangithatha phansi wangiphonsa phezulu.
11. Ngabon' umlind' masango evula,
12. Ngangena ngishwaben' ulimi,
13. Ngahlala ngaphakathi kwakho Dukuza.
14. Angikwazang' ukubonga
15. njengobabamkhulu,
16. Ukudabuka nezinhlungu angikuzwanga.
17. Ngenaba ngazicabanga ngiyinkosi;
18. Ngalala, ngaphupha ngeny' imini
19. Ngingaphandle kwamasango kaDukuza.
20. Ngamfun' uMkabayi ngangambona;
21. Ngawabuk' amasango ngawabona,
22. Ngawabon' evaliwe noDukuz' esefile.
23. Lwagcwal' umlom' ulimi lwami;
24. Ngathi ngiyakhuluma ngayisimungulu;
25. Kanti sengintshontsh' amandl' ezimbongi.
26. Namhla kangikwaz' ukuthula noma
27. Lapho ngilele ngikwesikaBhadakazi,
28. Ngivuswa nguMkabayi ethi kimi:
29. 'Vuka wena kaMancinza!
30. Kawuzalelwanga ukulal' ubuthongo,
31. Vuk' ubong' indaba yemikhonto!
32. Nank' umthwal' engakwethwesa wona.'
Asibonge!
Nxumani kunanti ihinikazi
lo mthombo wolwazi

More Related Content

What's hot (20)

Ukufingqa
UkufingqaUkufingqa
Ukufingqa
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
ukwakheka kolimi
ukwakheka kolimiukwakheka kolimi
ukwakheka kolimi
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Ukulwangisa
UkulwangisaUkulwangisa
Ukulwangisa
 
SIYINI ISENZO
SIYINI ISENZOSIYINI ISENZO
SIYINI ISENZO
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 

Recently uploaded

KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...
KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...
KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...M56BOOKSTORE PRODUCT/SERVICE
 
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitolTechU
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon AUnboundStockton
 
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptxFinal demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptxAvyJaneVismanos
 
Types of Journalistic Writing Grade 8.pptx
Types of Journalistic Writing Grade 8.pptxTypes of Journalistic Writing Grade 8.pptx
Types of Journalistic Writing Grade 8.pptxEyham Joco
 
Full Stack Web Development Course for Beginners
Full Stack Web Development Course  for BeginnersFull Stack Web Development Course  for Beginners
Full Stack Web Development Course for BeginnersSabitha Banu
 
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptxEPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptxRaymartEstabillo3
 
History Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptx
History Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptxHistory Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptx
History Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptxsocialsciencegdgrohi
 
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...jaredbarbolino94
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsanshu789521
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)eniolaolutunde
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersSabitha Banu
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxOH TEIK BIN
 
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17Celine George
 
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptxOrganic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptxVS Mahajan Coaching Centre
 
Alper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentAlper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentInMediaRes1
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxpboyjonauth
 
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPTECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPTiammrhaywood
 
भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,
भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,
भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,Virag Sontakke
 

Recently uploaded (20)

KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...
KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...
KSHARA STURA .pptx---KSHARA KARMA THERAPY (CAUSTIC THERAPY)————IMP.OF KSHARA ...
 
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
 
Crayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon ACrayon Activity Handout For the Crayon A
Crayon Activity Handout For the Crayon A
 
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptxFinal demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
Final demo Grade 9 for demo Plan dessert.pptx
 
Types of Journalistic Writing Grade 8.pptx
Types of Journalistic Writing Grade 8.pptxTypes of Journalistic Writing Grade 8.pptx
Types of Journalistic Writing Grade 8.pptx
 
Full Stack Web Development Course for Beginners
Full Stack Web Development Course  for BeginnersFull Stack Web Development Course  for Beginners
Full Stack Web Development Course for Beginners
 
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptxEPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
 
History Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptx
History Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptxHistory Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptx
History Class XII Ch. 3 Kinship, Caste and Class (1).pptx
 
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
 
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
Computed Fields and api Depends in the Odoo 17
 
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
 
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptxOrganic Name Reactions  for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
Organic Name Reactions for the students and aspirants of Chemistry12th.pptx
 
Alper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentAlper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media Component
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
 
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPTECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
ECONOMIC CONTEXT - LONG FORM TV DRAMA - PPT
 
भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,
भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,
भारत-रोम व्यापार.pptx, Indo-Roman Trade,
 

Imifanekisomqondo

  • 1. ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA IMIFANEKISO MQONDO KANYE NOMQONDO WENKONDLO Mnu. B MTSHALI
  • 2. Ngemumva kwalesi Sifundo kulindeleke ukuthi abafundi bazi lokhu:  Ukuchaza umqondo wenkondlo,  Ukuchaza imifanekisomqondo,  Ukusebenzisa ulwazi lwemifanekisomqondo nomqondo wenkondlo ukuhlaziya nokuhumusha izinkondlo.
  • 3. Imifanekiso mqondo  Ngabe iyini imifanekiso mqondo?
  • 4. Imifanekiso mqondo  Imifanekisomqondo yilawo magama asetshenziswa imbongi enkondlweni ukwakha imifanekiso emqondweni wenkondlo ehaywayo noma efundwayo.
  • 5. Imifanekiso mqondo iyaqhubeka…. Imifanekiso mqondo ihlukaniseka kathathu:  Imifanekisomqondo ephathelene nezizwa (yokuthinta, yokuhogela, yokunambitha, yokuzwa, kanye neyokubona)  Izifengqo, amagama akhombisa ubuciko bolimi bokusebenzisa igama noma inkulumo engaqondile ngqo entweni eyishoyo.  Izimo zokukhuluma, ulimi olunothile nolujulile olufana nezaga nezisho.
  • 6. Imifanekiso mqondo iyaqhubeka….  Buka le mifanekiso elandelayo bese usho uhlobo lo mfanekisomqondo oluphathelene nezinzwa oluhambisana nayo.
  • 7.
  • 8.
  • 9.
  • 10.
  • 11.
  • 12. Umqondo wenkondlo  Ngabe uyini umqondo wenkondlo?
  • 13. Umqondo wenkondlo Umqondo wenkondlo welula kulokho okubekwe yindikimba yenkondlo. Kubekwa kabanzi ukuthi ithini indikimba yenkondlo. Ngakho ke uma sichaza umqondo wenkondlo sisuke sichaza ukuthi ithini inkondlo, sisuke sifuna ukwenaba kabanzi ngendikimba yenkondlo.
  • 14. Umqondo Osobala  Umqondo osobala ubhekise kulokho okushiyo yimbongi,  Akucatshangelwa ukuthi ngabe iqonde ukuthi kodwa kuthathwa amagama wayo ngqo.
  • 15. Umqondo Ocashile  Lapha kubhekwa ukuthi mulayezo muni lona imbongi eqonde ukuwundlulisa.  Kuyacatshangelwa ukuthi ngabe imbongi iqonde ukuthini kuhlaziywa inkulumo yayo ukuhluza lokhu efuna ukukudlulisa.
  • 16. Umlanjwana ngo-Dr BW Vilakazi UBennedict Wallet Vilakazi owazalwa enguMbambatha kaMshini endaweni yase-Groutvile Mission station ngakwaDukuza mhlazi-06 KuMasingana ngowe-1906. UBhambatha kaMshini uthi gogo eNdlovukazini uNgqumbazi kaTshana ozala isilo uCetshwayo kaMpande. Waba ngowokuqala kubantu abamnyama ukuthola iziqu zobudokotela, waphinda waba ngumuntu wokuqala ukufundisa abelungu esikhungweni semfundo ephakeme. Waba namagalelo ekubumbeni nasekuthuthukiseni ulimi lwesiZulu kwezemfundo ebambisene noClement Doke.
  • 17. Ugqozi BW Vilakazi 1. Emasangweni akwaDukuza, 2. Emzin' omkhulu kaNdaba, 3. Ngem' othangweni ngakhuleka, 4. Ngakhuleka laze layoshona. 5. Kwaqhamuka insila yenkosi,
  • 18.
  • 19. 6. Yangiyal' ukuba ngilinde. 7. Kwangen' emakhalen' am' iphunga, 8. Kwakhany' engqondweni yam' efiphele. 9. Kwafika kim' uMkabayi emuhle, 10. Wangithatha phansi wangiphonsa phezulu. 11. Ngabon' umlind' masango evula,
  • 20. 12. Ngangena ngishwaben' ulimi, 13. Ngahlala ngaphakathi kwakho Dukuza. 14. Angikwazang' ukubonga 15. njengobabamkhulu, 16. Ukudabuka nezinhlungu angikuzwanga. 17. Ngenaba ngazicabanga ngiyinkosi; 18. Ngalala, ngaphupha ngeny' imini
  • 21. 19. Ngingaphandle kwamasango kaDukuza. 20. Ngamfun' uMkabayi ngangambona; 21. Ngawabuk' amasango ngawabona, 22. Ngawabon' evaliwe noDukuz' esefile. 23. Lwagcwal' umlom' ulimi lwami; 24. Ngathi ngiyakhuluma ngayisimungulu; 25. Kanti sengintshontsh' amandl' ezimbongi.
  • 22. 26. Namhla kangikwaz' ukuthula noma 27. Lapho ngilele ngikwesikaBhadakazi, 28. Ngivuswa nguMkabayi ethi kimi: 29. 'Vuka wena kaMancinza! 30. Kawuzalelwanga ukulal' ubuthongo, 31. Vuk' ubong' indaba yemikhonto! 32. Nank' umthwal' engakwethwesa wona.'