SlideShare a Scribd company logo
1 of 10
UMLANDO KAMUFI IBANGA-11

 ●Abafundi kumele bekwazi ukuchaza ukuthi uyini
umlando kaMufi futhi ubhalwa kanjani
 ●Abafundi kumele bazkwazi ukuthi kubaluleke
ngani ukubhalwa komlando kaMufi .
 ●Abafundi kume bekwazi ukubhala izigaba
ezihlukene eziqukethe amaphuzu akhona uma
kubhalwa umlando kaMufi
IMPHUMELA
YESIFUNDO

Umbhalo olanda noma ositshela kabanzi ngempilo
yomuntu osendlulile emhlabeni.
Umlando ubaluleke ngokuthi kwazisa ukuthi umuntu
usendlulile emhlabeni
Uyindlela yokudluliswa noma ukwazisa ukuthi
umuntu ubeyinxenye yomphakathi futhi uwadlalile
namagalelo akhe emphakathini.
Uyini umlando ka mufi?

 Bhala amagama kamufi aphelele.
 Bhala amagama abazali bakamufi (Veza ukuthi
basakhona emhlabeni noma abasekho).
 Bhala usuku azalwa ngalo nandlule ngalo emhlabeni
 Bhala indawo azalelwa kuyo.
Esingenisweni

Isigaba sokuqala
-Veza amazinga emfundo adlule kuwo
 Amabanga aphansi
 Amabanga athethuthu
 Amabanga aphezulu (kwanqondonkulu)
Isigaba sesibili
 Veza imikhakha asebenze kuyo
 Iqhaza alibambile ekuthuthukiseni umphakathi
wangakubo
EMZIMBENI

 Abantu abayigazi abashiyile
Ekugcineni uphetha ngomusho wokuvalelisa
- Lala Ngoxolo
- Lala uphumule
- Sohlala sikukhumbula
ESIPHETHWENI

UNjabulo Taliyana wazalwa ngu Isaac Taliyana eno Sophie
Taliyane abangasekho emhlabeni. Uzalwe zingama-25 ku
Ndasa kowe 1992 ezalelwa endaweni yase Nquthu. Usishiye
emva kokugula isikhathi eside ube esesishiya emhlabeni
zingama – 20 ku Mfumfu kowezi 2022.
Uqale amabanga akhe emfundo ephansi e-Tholimfundo
Primary School ngonyaka 1997. Waqala amabanga akhe
aphezulu e-Makhoba High School lapho aphothula khona
izifundo zakhe zikamatikuletsheni ngonyaka ka 2009, wenza
izifundo zobuthishela eNyuvesi yakwa Zulu Natal lapjo
akonyeliswa khona ngeziqu zakhe.
Umlando ka NJABULO
TALIYANA

 Uqale ukusebenza e-Langa High School la abese
eficwa khona ukufa. Ubambe iqhaza elihle kakhulu
emphakathini lokuthi ebehlanganisa izingane
ezincane zasemphakathini ezozifundisa ukufunda
izindatshana
 Ushiye emhlabeni umkakhe, nendodakazi yakhe
kanye nabafowabo abathathu. Lala ngoxolo
Taliyana.

 Kudlule emhlabeni umculi odumile enikhule
naye.Umndeni ukucelile ukuba
uwulekelele ekubhaleni umlando kamufi.
Umsebenzi waseKhaya

More Related Content

What's hot (20)

Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
isizulu-drama-ubhuku-lwamanqe.pdf
isizulu-drama-ubhuku-lwamanqe.pdfisizulu-drama-ubhuku-lwamanqe.pdf
isizulu-drama-ubhuku-lwamanqe.pdf
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 

Similar to Presentation1 ISIZULU.pptx

OBTLP IN LIT101.pdf
OBTLP IN LIT101.pdfOBTLP IN LIT101.pdf
OBTLP IN LIT101.pdfJecilRico
 
DLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docx
DLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docxDLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docx
DLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docxbennydecastro1
 
21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx
21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx
21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptxSHERRYMAEMINGO
 
Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]
Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]
Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]Manuel Hernandez
 
Transforming lives ,critical pedagogy
Transforming lives ,critical pedagogy Transforming lives ,critical pedagogy
Transforming lives ,critical pedagogy MarIam D Yaar
 
PPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptx
PPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptxPPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptx
PPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptxEddiePadillaLugo
 
21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf
21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf
21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdfquimsy
 
1.0 Introduction.ppt
1.0 Introduction.ppt1.0 Introduction.ppt
1.0 Introduction.pptLiezelCabugao
 
Cause And Effect LitKit
Cause And Effect LitKitCause And Effect LitKit
Cause And Effect LitKitgyaponte
 
21st session 2 edited.pptx
21st session 2 edited.pptx21st session 2 edited.pptx
21st session 2 edited.pptxMary Grace Alejo
 
Nov 2102 newsletter final
Nov 2102 newsletter finalNov 2102 newsletter final
Nov 2102 newsletter finalaprilrism1
 
ME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptx
ME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptxME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptx
ME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptxanalynclarianes3
 

Similar to Presentation1 ISIZULU.pptx (15)

21st cent Q1 W1.pdf
21st cent Q1 W1.pdf21st cent Q1 W1.pdf
21st cent Q1 W1.pdf
 
OBTLP IN LIT101.pdf
OBTLP IN LIT101.pdfOBTLP IN LIT101.pdf
OBTLP IN LIT101.pdf
 
MODULE 1.docx
MODULE 1.docxMODULE 1.docx
MODULE 1.docx
 
DLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docx
DLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docxDLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docx
DLL WEEK 1 21ST CENTURY LITERATURE.docx
 
21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx
21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx
21st Century Literature_Unit 5_Lesson 1_The Precolonial Period.pptx
 
Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]
Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]
Ej may 2020_b hernandez torres glenn[1]
 
Transforming lives ,critical pedagogy
Transforming lives ,critical pedagogy Transforming lives ,critical pedagogy
Transforming lives ,critical pedagogy
 
PPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptx
PPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptxPPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptx
PPT_English 7_Q1_W1-3 (Connecting to a Significant Past through Proverbs).pptx
 
21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf
21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf
21st-Century-Lit-SHS_Q1_Mod4_Post-Colonial-Period_VerFinal.pdf
 
1.0 Introduction.ppt
1.0 Introduction.ppt1.0 Introduction.ppt
1.0 Introduction.ppt
 
Cause And Effect LitKit
Cause And Effect LitKitCause And Effect LitKit
Cause And Effect LitKit
 
21st session 2 edited.pptx
21st session 2 edited.pptx21st session 2 edited.pptx
21st session 2 edited.pptx
 
Nov 2102 newsletter final
Nov 2102 newsletter finalNov 2102 newsletter final
Nov 2102 newsletter final
 
ME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptx
ME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptxME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptx
ME Eng 7 Q3 1301_PS_Key Events During the Period of Emergence.pptx
 
Congreso Antropología harrison 2017
Congreso Antropología harrison 2017Congreso Antropología harrison 2017
Congreso Antropología harrison 2017
 

Recently uploaded

Meghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media ComponentMeghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media ComponentInMediaRes1
 
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptxECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptxiammrhaywood
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️9953056974 Low Rate Call Girls In Saket, Delhi NCR
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersSabitha Banu
 
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitolTechU
 
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdfssuser54595a
 
Hierarchy of management that covers different levels of management
Hierarchy of management that covers different levels of managementHierarchy of management that covers different levels of management
Hierarchy of management that covers different levels of managementmkooblal
 
Painted Grey Ware.pptx, PGW Culture of India
Painted Grey Ware.pptx, PGW Culture of IndiaPainted Grey Ware.pptx, PGW Culture of India
Painted Grey Ware.pptx, PGW Culture of IndiaVirag Sontakke
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...Marc Dusseiller Dusjagr
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxOH TEIK BIN
 
Earth Day Presentation wow hello nice great
Earth Day Presentation wow hello nice greatEarth Day Presentation wow hello nice great
Earth Day Presentation wow hello nice greatYousafMalik24
 
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfFraming an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfUjwalaBharambe
 
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...jaredbarbolino94
 
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptxCELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptxJiesonDelaCerna
 
Biting mechanism of poisonous snakes.pdf
Biting mechanism of poisonous snakes.pdfBiting mechanism of poisonous snakes.pdf
Biting mechanism of poisonous snakes.pdfadityarao40181
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)eniolaolutunde
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsanshu789521
 

Recently uploaded (20)

OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
OS-operating systems- ch04 (Threads) ...
 
Model Call Girl in Bikash Puri Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Bikash Puri  Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝Model Call Girl in Bikash Puri  Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Bikash Puri Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
 
Meghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media ComponentMeghan Sutherland In Media Res Media Component
Meghan Sutherland In Media Res Media Component
 
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptxECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
ECONOMIC CONTEXT - PAPER 1 Q3: NEWSPAPERS.pptx
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
 
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptxCapitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
Capitol Tech U Doctoral Presentation - April 2024.pptx
 
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
18-04-UA_REPORT_MEDIALITERAСY_INDEX-DM_23-1-final-eng.pdf
 
Hierarchy of management that covers different levels of management
Hierarchy of management that covers different levels of managementHierarchy of management that covers different levels of management
Hierarchy of management that covers different levels of management
 
Painted Grey Ware.pptx, PGW Culture of India
Painted Grey Ware.pptx, PGW Culture of IndiaPainted Grey Ware.pptx, PGW Culture of India
Painted Grey Ware.pptx, PGW Culture of India
 
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
“Oh GOSH! Reflecting on Hackteria's Collaborative Practices in a Global Do-It...
 
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
ESSENTIAL of (CS/IT/IS) class 06 (database)
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
 
Earth Day Presentation wow hello nice great
Earth Day Presentation wow hello nice greatEarth Day Presentation wow hello nice great
Earth Day Presentation wow hello nice great
 
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfFraming an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
 
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
Historical philosophical, theoretical, and legal foundations of special and i...
 
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptxCELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
CELL CYCLE Division Science 8 quarter IV.pptx
 
Biting mechanism of poisonous snakes.pdf
Biting mechanism of poisonous snakes.pdfBiting mechanism of poisonous snakes.pdf
Biting mechanism of poisonous snakes.pdf
 
Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)Software Engineering Methodologies (overview)
Software Engineering Methodologies (overview)
 
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha electionsPresiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
Presiding Officer Training module 2024 lok sabha elections
 

Presentation1 ISIZULU.pptx

  • 1.
  • 3.   ●Abafundi kumele bekwazi ukuchaza ukuthi uyini umlando kaMufi futhi ubhalwa kanjani  ●Abafundi kumele bazkwazi ukuthi kubaluleke ngani ukubhalwa komlando kaMufi .  ●Abafundi kume bekwazi ukubhala izigaba ezihlukene eziqukethe amaphuzu akhona uma kubhalwa umlando kaMufi IMPHUMELA YESIFUNDO
  • 4.  Umbhalo olanda noma ositshela kabanzi ngempilo yomuntu osendlulile emhlabeni. Umlando ubaluleke ngokuthi kwazisa ukuthi umuntu usendlulile emhlabeni Uyindlela yokudluliswa noma ukwazisa ukuthi umuntu ubeyinxenye yomphakathi futhi uwadlalile namagalelo akhe emphakathini. Uyini umlando ka mufi?
  • 5.   Bhala amagama kamufi aphelele.  Bhala amagama abazali bakamufi (Veza ukuthi basakhona emhlabeni noma abasekho).  Bhala usuku azalwa ngalo nandlule ngalo emhlabeni  Bhala indawo azalelwa kuyo. Esingenisweni
  • 6.  Isigaba sokuqala -Veza amazinga emfundo adlule kuwo  Amabanga aphansi  Amabanga athethuthu  Amabanga aphezulu (kwanqondonkulu) Isigaba sesibili  Veza imikhakha asebenze kuyo  Iqhaza alibambile ekuthuthukiseni umphakathi wangakubo EMZIMBENI
  • 7.   Abantu abayigazi abashiyile Ekugcineni uphetha ngomusho wokuvalelisa - Lala Ngoxolo - Lala uphumule - Sohlala sikukhumbula ESIPHETHWENI
  • 8.  UNjabulo Taliyana wazalwa ngu Isaac Taliyana eno Sophie Taliyane abangasekho emhlabeni. Uzalwe zingama-25 ku Ndasa kowe 1992 ezalelwa endaweni yase Nquthu. Usishiye emva kokugula isikhathi eside ube esesishiya emhlabeni zingama – 20 ku Mfumfu kowezi 2022. Uqale amabanga akhe emfundo ephansi e-Tholimfundo Primary School ngonyaka 1997. Waqala amabanga akhe aphezulu e-Makhoba High School lapho aphothula khona izifundo zakhe zikamatikuletsheni ngonyaka ka 2009, wenza izifundo zobuthishela eNyuvesi yakwa Zulu Natal lapjo akonyeliswa khona ngeziqu zakhe. Umlando ka NJABULO TALIYANA
  • 9.   Uqale ukusebenza e-Langa High School la abese eficwa khona ukufa. Ubambe iqhaza elihle kakhulu emphakathini lokuthi ebehlanganisa izingane ezincane zasemphakathini ezozifundisa ukufunda izindatshana  Ushiye emhlabeni umkakhe, nendodakazi yakhe kanye nabafowabo abathathu. Lala ngoxolo Taliyana.
  • 10.   Kudlule emhlabeni umculi odumile enikhule naye.Umndeni ukucelile ukuba uwulekelele ekubhaleni umlando kamufi. Umsebenzi waseKhaya