SlideShare a Scribd company logo
1 of 11
Download to read offline
FEMINIZIMU
ISINGENISO
• IFEMINIZIMU YAQALA NGABO 1830 PHESHEYA LAPHO YAZIWA KHONA
NGOKUTHI YI AMERICAN FEMINISM. ELIZABETH CADY STANTON NO LUCRETIA
MOTT KWAKUYIBONA ABAHOLA INGQUNQUTHELA YOKUQALA YAMALUNGELA
ABANTU BESIFAZANE
• NGOKUKA ADICHIE (2014) UTHI LETHIYORI IQHAKAMBISA IQHAZA
NEMIBONO YABANTU BESIFAZANE EMIPHAKATHINI ABAPHILA KUYONA
NGOKWEZEPOLITIKI KANYE NOKULINGANA KWAMALUNGELO PHAKATHI
KWABESILISA NABESIFAZANE.
• LE THIYORI IBUYE IGXEKE UMBONO WABANTU BESILISA UKUTHI KWEZIYE IZIMO
BAYAYE BAZIBONE BEBAKHULU FUTHI INHLOSO YAYO UKUSHINTSHA
LOMQONDO. IMPOKOPHELO YALETHIYORI UKUVEZA UKUBALUKELA
KWABANTU BESIFAZANE IPHINDE YEMBULA NOMA IBONAKALISE UKUTHI
NGOKOMLANDO ABANTU BESIFAZANE BABEBONWA NJENGEZINDLOVUKAZI
KANYE NABANTU ABAHLONIPHEKILE KAKHULU.
• IPHINDE IGCIZELELE EKUTHUTHUKISENI UKULINGANA KOBULILI. NGAKHO
KODWA NJE UKUBHALA KWABO SINGASHO UKUTHI SEBEYALINGANA
NABESILISA NGOBA PHELA NGESIKHATHI SOBANDLULULO BABENGAKWAZI
UKUTHI BABHALE. UMASIBHEKA IZINKONDLO ISIFUBA,EZAKWETHU,ISAGA
KANYE NAMEHLO ENDODA LEZI ZINKONDLO ZIBHALWE NGOWESIFAZANE
FUTHI KUNEMILAYEZO ETHILE AYEDLULISAYO NGALOKHO AKHULUMA
NGAKHO. SIZOBHEKA IZINKONDLO EZIKHULUMA NGEFEMENIZIMU UKUTHI
NGABE ABABHALI BAZO BAVEZA INQINAMBA ABABHEKANA NAYO
UMZIMBA
OKUKUQALA NJE OKUSEKELA UMBONO WOKUTHI ABANTU
BESIFAZANE SEBEYAKWAZI UKUBHALA NGEZINKINGA
EZITHINTA BONA NGQO KANYE NOKUTHI BAYAPHUMELELA
EMZABALAZWENI WABO WOKULINGANA NABANTU BESILISA
SIKUTHOLA EMIBHALWENI YEZINKONDLO ABAYIBHALAYO
EMAYELANA NABO.
IFEMENIZIMU EZINKONDLENI ESIZITHOLAYO SINGAYISEKELA
NGEZINKONDLO EZINE KODWA SIZOQALA NGOKUBHEKA
ISIFUBA KANYE NENKONDLO ETHI EZAKWETHU.
• INKONDLO ETHI ISAGA SITHOLA UMBHALI EXWAYISA ABANTU BESIFAZANE
ABAPHATHE AMAKHAYA UKUTHI BANGABI ISAGA. LENKONDLO IKHULUMA
NGEZINSELELO ABANTU BESIFAZANE ABABHEKANA NAZO EMIPHAKATHINI
YANGAKUBO.
IMBONGI IVEZA IQHAZA ABANTU BESIFAZANE ABANALO EKUBUMBENI IMINDENI
YABO ENDIMENI YESINE, UMUGQA WESITHATHU KUYA KOWESIHLANU:
THATH’ UDONDOLO LOBUQOTHO
HLAKULEL’ UBUHLOB’ OBUSEDUZE NEZINGANE.
LONDOLOZ’ UMNOTHO WENELIS’ IZIDINGO ZEKHAYA
IPHINDE FUTHI IBAKHUTHAZE UKUTHI MABAFUNDE UKUZENZELA NASENDIMENI
YESIHLANU, UMUGQA WESITHATHU:
KHUTHALA. MUS’ UKUSONG’ IZANDLA
SIPHINDE SITHOLE IMBONGI ISITHI
LEMI NDENI IDINGA UKUSEKELWA, HHAYI UKWENZIW’ ISAGA
LOKHU KUBONISA IMBONGI UKUTHI IWU MUNTU OTHANDA ABANTU
BESIFAZANE BEXHASWE NGAZO ZONKE IZINKATHI.
NGAKHO-KE IFEMINIZIMU KULENKONDLO IQHAKAMBISA ABANTU BESIFAZANE
NJENGABANTU ABANOKUBEKEZELA, ISIBINDI, UKUKHUTHALA KANYE NETHEMBA
ABANTU BESIFAZANE ABANALO.
-KULENKONDLO ENDIMENI YESITHATHU SIYAKUTHOLA LOKHU UMA IMBONGI
ITHI:
IZILOKOTH’ OZIZWILE ZETSHISE
ULIMI LWAKHO LUHLANZEKE.
UBAMBELEL’ EKUQONDISWENI
INKONDLO ESIHLOKO SITHI “EZAKWETHU” KUNGAPHAWULWA UKUTHI
IVEZA UKULINGANA PHAKATHI KWABESIFAZANE NABESILISA.
LOKHU KUNGOBA LENKONDLO IBUYE ITHINTE ABANTU BESIFAZANE
ABADLALA IBHOLA LIKANOBHUTSHUZWAYO, KANTI NGOKUVAMILE
IBHOLA LIKA NOBHUTSHUZWAYO LINGENA NGAPHANSI KWEMIDLALO
EDLALWA NGABANTU BESILISA. BAZIBONA BENGAMAQHAWEKAZI
KULELI LASE NINGIZIMU AFRIKA, NGOKUBHEKA UMUSHO OTHI
IMBOKODO KANOBHUTSHUZWAYO;
IDL’UBHEDU KUNINGIZIMU AFRIKA YONKANA
IZINKONDLO EZITHI ISIFUBA KANYE NAMEHLO
ENDODA
ENKONDLWENI ETHI “ISIFUBA” SITHOLA IMBONGI ENGUMUNTU WESIFAZANE
EBHALE NGENTO EMTHINTAYO NEMKHATHAZAYO EMOYENI. LOKHU KUSIVEZELA
IQHAZA NOKUBALULEKA KWEFEMINIZIMU NGOBA KUNGENYE YEZINTO
EZIBALULEKILE EZIPHATHELENE NEFEMINIZIMU UKUTHI NABESIFAZANE BAKWAZI
UKUVEZA IMIBINO KANYE NEMIZWA YABO
ABAKWAZI UKUZISHELELA INSIZWA UMA BEYITHANDILE NGENXA YOSIKO
LWESINTU, NGAKHO-KE IMBONGI IQALE IKUGXEKE LOKHU. ENDIMENI YESIBILI,
UMUGQA WOKUQALA IMBONGI ISEKELE NGOKUTHI:
UYALWAZ’ UVALO LOKWESAB’ UKUPHAWULA
NOMUGQA WESISHIYAGA LOMBILI:
UBE UNGEFANELE UKUBHOBOZA EYOMZWANGEDWA
IMBONGI IPHINDE IKUPHIKISE LOKHU, NALAPHO ISAQHAKAMBISA
AMANDLA ABESIFAZANE UKUTHI BAYAKWAZI UKUGCINA IMIZWA YABO
YOTHANDO UMA KUNESIDINGO, ESINGUKUHLONIPHA USIKO FUTHI
BAYAZIHLONIPHA NABO NGOKWABO.
LOKHU SIYAKUTHOLA ENDIMENI YESITHATHU KUMUGQA WESIBILI KUYA
KOWESITHUPHA:
MANGIKUBAMB’ ISAMUKU NHLIZIYO,
KUNOKUZITHELA NGEHLAZO LOKUGAGAMELA…
NGINGOWESIBHUDA NGIYOKUBA YIMBHUDANE, EBHEDIS, UHLELO
LWAWOKHOKHO.
MANGIFELE NGAPHAKATHI,
ENKONDLWENI ETHI “AMEHLO ENDODA” IMBONGI IQHAKAMBISA IFENIMIZIMU
NEQHAZA ABANTU BESIFAZANE ABALIBAMBAYO EZIMPILWENI ZABANTU
BESILISA. LOKHU KUSIBONISA AMANDLA NOBUHLAKANI KANYE NOSIZO
ABAYILO KUBANTU BESILISA NASEMPHAKATHINI. IMBONGI IBAVEZA
NJENGABANTU ABABEKEZELAYO, ABANOTHANDO NABAZIQHENYAYO
NGOBUBONA. BAYAKWAZI UKUBEKA IMIBONO NEMIZWA YABO FUTHI BAKHULE
UKWENDLULA ABESILISA NGOKWENGQONDO. BABUKHALI FUTHI
BAYINZALABANTU, BANGAMAGUGU ESIZWE FUTHI BALUSIZO. IMBONGI ITHI:
“BAYABUPHELELIS’ UBUDODA BETHU”.
NGENXA YALOKHU, BAFUNA AMALUNGELO ABO!
LEZINKONDLO ZIYINKOMBA ESHOYO UKUTHI ABANTU BESIFAZANE NABO
BAFUNA UKUBONWA NJENGABANTU ABAKWAZIYO UKWENZA KONKE
OKUNGENZIWA NGABANTU BESILISA. I THIYORI YEFEMIZIMU ITHIYORI ESEDUZE
KWEZINHLIZIYO ZABO NGOBA IKWAZE UKWENZA ABANTU BESIFAZANE BEZIGQAJE
NGOKUBA NGABANTU NABO. U ADICHIE UTHI ENCWADINI YAKHE “EVERYONE
SHOULD BE A FEMINIST” INDLELA OKUKHULISWA NGAYO INGANE YESILISA
ILEYONDLELA NEYENTOMBAZANE OKUFANELE IKHULISWE NGAYO NGOBA LOKHO
KUYOQEDA UKUCWASEKA KWABANTU BESIMAME.
ZINQUNYWA AMAKHANDA ZIYEKWE!!!!!!!

More Related Content

Similar to 8

FILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptx
FILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptxFILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptx
FILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptxmarielouisemiranda1
 
Ang pinagmulan ng tao
Ang pinagmulan ng taoAng pinagmulan ng tao
Ang pinagmulan ng taoRussel Kurt
 
Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956
Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956
Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956giogonzaga
 
Kaligirang kasaysayan ng florante atlaura
Kaligirang kasaysayan ng florante atlauraKaligirang kasaysayan ng florante atlaura
Kaligirang kasaysayan ng florante atlauraJean Demate
 
Kaligirang kasaysayan ng florante at Laura
Kaligirang kasaysayan ng florante at LauraKaligirang kasaysayan ng florante at Laura
Kaligirang kasaysayan ng florante at LauraJean Demate
 
Pananakop ng mga Hapon
Pananakop ng mga HaponPananakop ng mga Hapon
Pananakop ng mga HaponMark Atanacio
 
Panlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa Pagpapakatao
Panlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa PagpapakataoPanlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa Pagpapakatao
Panlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa Pagpapakataocar yongcong
 
Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02
Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02
Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02Reynaldo San Juan
 
Where Do You See Yourself In 5 Years Sample Essay
Where Do You See Yourself In 5 Years Sample EssayWhere Do You See Yourself In 5 Years Sample Essay
Where Do You See Yourself In 5 Years Sample EssayHeather Lopez
 
Mga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinas
Mga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinasMga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinas
Mga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinasGianAlamo
 
Paghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayan
Paghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayanPaghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayan
Paghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayanmichael saudan
 
IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)
IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)
IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)Diane Sears
 
paunlarin_1_gawain_4.pptx
paunlarin_1_gawain_4.pptxpaunlarin_1_gawain_4.pptx
paunlarin_1_gawain_4.pptxElizeGapac
 

Similar to 8 (20)

FILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptx
FILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptxFILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptx
FILIPINO 7 IKATLO AT IKAAPAT NA LINGGO 3RD QUARTER.pptx
 
Populasyon questions
Populasyon questionsPopulasyon questions
Populasyon questions
 
kabihasnang greek - Minoan
kabihasnang greek - Minoankabihasnang greek - Minoan
kabihasnang greek - Minoan
 
Ang pinagmulan ng tao
Ang pinagmulan ng taoAng pinagmulan ng tao
Ang pinagmulan ng tao
 
Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956
Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956
Kaligirangkasaysayanngfloranteatlaura 180301011956
 
Kaligirang kasaysayan ng florante atlaura
Kaligirang kasaysayan ng florante atlauraKaligirang kasaysayan ng florante atlaura
Kaligirang kasaysayan ng florante atlaura
 
Kaligirang kasaysayan ng florante at Laura
Kaligirang kasaysayan ng florante at LauraKaligirang kasaysayan ng florante at Laura
Kaligirang kasaysayan ng florante at Laura
 
AP8 ARALIN 1.pptx
AP8 ARALIN 1.pptxAP8 ARALIN 1.pptx
AP8 ARALIN 1.pptx
 
Pananakop ng mga Hapon
Pananakop ng mga HaponPananakop ng mga Hapon
Pananakop ng mga Hapon
 
Panlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa Pagpapakatao
Panlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa PagpapakataoPanlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa Pagpapakatao
Panlipunang gampanin ng pamilya Sa Edukasyon sa Pagpapakatao
 
Taoisim
TaoisimTaoisim
Taoisim
 
Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02
Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02
Mgateoryangpampanitikan 130120051457-phpapp02
 
TOPIC 3_MIGRASYON-COT.pptx
TOPIC 3_MIGRASYON-COT.pptxTOPIC 3_MIGRASYON-COT.pptx
TOPIC 3_MIGRASYON-COT.pptx
 
Where Do You See Yourself In 5 Years Sample Essay
Where Do You See Yourself In 5 Years Sample EssayWhere Do You See Yourself In 5 Years Sample Essay
Where Do You See Yourself In 5 Years Sample Essay
 
Mga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinas
Mga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinasMga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinas
Mga patakarang ipinatupad ng mga espanyol sa pilipinas
 
Paghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayan
Paghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayanPaghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayan
Paghahambing ng Pagsasaling Ingles-Filipino alinsunod sa simulain at batayan
 
IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)
IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)
IN SEARCH OF FATHERHOOD(R)
 
Imperyo ng Ghana
Imperyo ng GhanaImperyo ng Ghana
Imperyo ng Ghana
 
Grade 7 ebulosyon ng tao
Grade 7   ebulosyon ng taoGrade 7   ebulosyon ng tao
Grade 7 ebulosyon ng tao
 
paunlarin_1_gawain_4.pptx
paunlarin_1_gawain_4.pptxpaunlarin_1_gawain_4.pptx
paunlarin_1_gawain_4.pptx
 

More from University of Johannesburg (10)

iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
11
1111
11
 
10
1010
10
 
9
99
9
 
6
66
6
 
5
55
5
 
4
44
4
 
Sicikozangosiba 161125075523
Sicikozangosiba 161125075523Sicikozangosiba 161125075523
Sicikozangosiba 161125075523
 
Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891
Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891
Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891
 
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
 

Recently uploaded

ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...JhezDiaz1
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersSabitha Banu
 
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Jisc
 
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptxEPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptxRaymartEstabillo3
 
Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17
Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17
Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17Celine George
 
Planning a health career 4th Quarter.pptx
Planning a health career 4th Quarter.pptxPlanning a health career 4th Quarter.pptx
Planning a health career 4th Quarter.pptxLigayaBacuel1
 
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfFraming an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfUjwalaBharambe
 
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdfLike-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdfMr Bounab Samir
 
ROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint Presentation
ROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint PresentationROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint Presentation
ROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint PresentationAadityaSharma884161
 
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-designKeynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-designMIPLM
 
Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)
Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)
Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)Mark Reed
 
Alper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentAlper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentInMediaRes1
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️9953056974 Low Rate Call Girls In Saket, Delhi NCR
 
Full Stack Web Development Course for Beginners
Full Stack Web Development Course  for BeginnersFull Stack Web Development Course  for Beginners
Full Stack Web Development Course for BeginnersSabitha Banu
 
Romantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptx
Romantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptxRomantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptx
Romantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptxsqpmdrvczh
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxpboyjonauth
 
Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17Celine George
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxOH TEIK BIN
 

Recently uploaded (20)

ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
ENGLISH 7_Q4_LESSON 2_ Employing a Variety of Strategies for Effective Interp...
 
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginnersDATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
DATA STRUCTURE AND ALGORITHM for beginners
 
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
Procuring digital preservation CAN be quick and painless with our new dynamic...
 
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptxEPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
EPANDING THE CONTENT OF AN OUTLINE using notes.pptx
 
Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17
Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17
Difference Between Search & Browse Methods in Odoo 17
 
Planning a health career 4th Quarter.pptx
Planning a health career 4th Quarter.pptxPlanning a health career 4th Quarter.pptx
Planning a health career 4th Quarter.pptx
 
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
Model Call Girl in Tilak Nagar Delhi reach out to us at 🔝9953056974🔝
 
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdfFraming an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
Framing an Appropriate Research Question 6b9b26d93da94caf993c038d9efcdedb.pdf
 
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdfLike-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
Like-prefer-love -hate+verb+ing & silent letters & citizenship text.pdf
 
ROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint Presentation
ROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint PresentationROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint Presentation
ROOT CAUSE ANALYSIS PowerPoint Presentation
 
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-designKeynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
Keynote by Prof. Wurzer at Nordex about IP-design
 
Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)
Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)
Influencing policy (training slides from Fast Track Impact)
 
Alper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media ComponentAlper Gobel In Media Res Media Component
Alper Gobel In Media Res Media Component
 
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
call girls in Kamla Market (DELHI) 🔝 >༒9953330565🔝 genuine Escort Service 🔝✔️✔️
 
Full Stack Web Development Course for Beginners
Full Stack Web Development Course  for BeginnersFull Stack Web Development Course  for Beginners
Full Stack Web Development Course for Beginners
 
Romantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptx
Romantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptxRomantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptx
Romantic Opera MUSIC FOR GRADE NINE pptx
 
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptxIntroduction to AI in Higher Education_draft.pptx
Introduction to AI in Higher Education_draft.pptx
 
Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17Field Attribute Index Feature in Odoo 17
Field Attribute Index Feature in Odoo 17
 
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptxSolving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
Solving Puzzles Benefits Everyone (English).pptx
 
9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini Delhi NCR
9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini  Delhi NCR9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini  Delhi NCR
9953330565 Low Rate Call Girls In Rohini Delhi NCR
 

8

  • 2. ISINGENISO • IFEMINIZIMU YAQALA NGABO 1830 PHESHEYA LAPHO YAZIWA KHONA NGOKUTHI YI AMERICAN FEMINISM. ELIZABETH CADY STANTON NO LUCRETIA MOTT KWAKUYIBONA ABAHOLA INGQUNQUTHELA YOKUQALA YAMALUNGELA ABANTU BESIFAZANE • NGOKUKA ADICHIE (2014) UTHI LETHIYORI IQHAKAMBISA IQHAZA NEMIBONO YABANTU BESIFAZANE EMIPHAKATHINI ABAPHILA KUYONA NGOKWEZEPOLITIKI KANYE NOKULINGANA KWAMALUNGELO PHAKATHI KWABESILISA NABESIFAZANE.
  • 3. • LE THIYORI IBUYE IGXEKE UMBONO WABANTU BESILISA UKUTHI KWEZIYE IZIMO BAYAYE BAZIBONE BEBAKHULU FUTHI INHLOSO YAYO UKUSHINTSHA LOMQONDO. IMPOKOPHELO YALETHIYORI UKUVEZA UKUBALUKELA KWABANTU BESIFAZANE IPHINDE YEMBULA NOMA IBONAKALISE UKUTHI NGOKOMLANDO ABANTU BESIFAZANE BABEBONWA NJENGEZINDLOVUKAZI KANYE NABANTU ABAHLONIPHEKILE KAKHULU. • IPHINDE IGCIZELELE EKUTHUTHUKISENI UKULINGANA KOBULILI. NGAKHO KODWA NJE UKUBHALA KWABO SINGASHO UKUTHI SEBEYALINGANA NABESILISA NGOBA PHELA NGESIKHATHI SOBANDLULULO BABENGAKWAZI UKUTHI BABHALE. UMASIBHEKA IZINKONDLO ISIFUBA,EZAKWETHU,ISAGA KANYE NAMEHLO ENDODA LEZI ZINKONDLO ZIBHALWE NGOWESIFAZANE FUTHI KUNEMILAYEZO ETHILE AYEDLULISAYO NGALOKHO AKHULUMA NGAKHO. SIZOBHEKA IZINKONDLO EZIKHULUMA NGEFEMENIZIMU UKUTHI NGABE ABABHALI BAZO BAVEZA INQINAMBA ABABHEKANA NAYO
  • 4. UMZIMBA OKUKUQALA NJE OKUSEKELA UMBONO WOKUTHI ABANTU BESIFAZANE SEBEYAKWAZI UKUBHALA NGEZINKINGA EZITHINTA BONA NGQO KANYE NOKUTHI BAYAPHUMELELA EMZABALAZWENI WABO WOKULINGANA NABANTU BESILISA SIKUTHOLA EMIBHALWENI YEZINKONDLO ABAYIBHALAYO EMAYELANA NABO. IFEMENIZIMU EZINKONDLENI ESIZITHOLAYO SINGAYISEKELA NGEZINKONDLO EZINE KODWA SIZOQALA NGOKUBHEKA ISIFUBA KANYE NENKONDLO ETHI EZAKWETHU.
  • 5. • INKONDLO ETHI ISAGA SITHOLA UMBHALI EXWAYISA ABANTU BESIFAZANE ABAPHATHE AMAKHAYA UKUTHI BANGABI ISAGA. LENKONDLO IKHULUMA NGEZINSELELO ABANTU BESIFAZANE ABABHEKANA NAZO EMIPHAKATHINI YANGAKUBO. IMBONGI IVEZA IQHAZA ABANTU BESIFAZANE ABANALO EKUBUMBENI IMINDENI YABO ENDIMENI YESINE, UMUGQA WESITHATHU KUYA KOWESIHLANU: THATH’ UDONDOLO LOBUQOTHO HLAKULEL’ UBUHLOB’ OBUSEDUZE NEZINGANE. LONDOLOZ’ UMNOTHO WENELIS’ IZIDINGO ZEKHAYA IPHINDE FUTHI IBAKHUTHAZE UKUTHI MABAFUNDE UKUZENZELA NASENDIMENI YESIHLANU, UMUGQA WESITHATHU: KHUTHALA. MUS’ UKUSONG’ IZANDLA
  • 6. SIPHINDE SITHOLE IMBONGI ISITHI LEMI NDENI IDINGA UKUSEKELWA, HHAYI UKWENZIW’ ISAGA LOKHU KUBONISA IMBONGI UKUTHI IWU MUNTU OTHANDA ABANTU BESIFAZANE BEXHASWE NGAZO ZONKE IZINKATHI. NGAKHO-KE IFEMINIZIMU KULENKONDLO IQHAKAMBISA ABANTU BESIFAZANE NJENGABANTU ABANOKUBEKEZELA, ISIBINDI, UKUKHUTHALA KANYE NETHEMBA ABANTU BESIFAZANE ABANALO. -KULENKONDLO ENDIMENI YESITHATHU SIYAKUTHOLA LOKHU UMA IMBONGI ITHI: IZILOKOTH’ OZIZWILE ZETSHISE ULIMI LWAKHO LUHLANZEKE. UBAMBELEL’ EKUQONDISWENI
  • 7. INKONDLO ESIHLOKO SITHI “EZAKWETHU” KUNGAPHAWULWA UKUTHI IVEZA UKULINGANA PHAKATHI KWABESIFAZANE NABESILISA. LOKHU KUNGOBA LENKONDLO IBUYE ITHINTE ABANTU BESIFAZANE ABADLALA IBHOLA LIKANOBHUTSHUZWAYO, KANTI NGOKUVAMILE IBHOLA LIKA NOBHUTSHUZWAYO LINGENA NGAPHANSI KWEMIDLALO EDLALWA NGABANTU BESILISA. BAZIBONA BENGAMAQHAWEKAZI KULELI LASE NINGIZIMU AFRIKA, NGOKUBHEKA UMUSHO OTHI IMBOKODO KANOBHUTSHUZWAYO; IDL’UBHEDU KUNINGIZIMU AFRIKA YONKANA
  • 8. IZINKONDLO EZITHI ISIFUBA KANYE NAMEHLO ENDODA ENKONDLWENI ETHI “ISIFUBA” SITHOLA IMBONGI ENGUMUNTU WESIFAZANE EBHALE NGENTO EMTHINTAYO NEMKHATHAZAYO EMOYENI. LOKHU KUSIVEZELA IQHAZA NOKUBALULEKA KWEFEMINIZIMU NGOBA KUNGENYE YEZINTO EZIBALULEKILE EZIPHATHELENE NEFEMINIZIMU UKUTHI NABESIFAZANE BAKWAZI UKUVEZA IMIBINO KANYE NEMIZWA YABO ABAKWAZI UKUZISHELELA INSIZWA UMA BEYITHANDILE NGENXA YOSIKO LWESINTU, NGAKHO-KE IMBONGI IQALE IKUGXEKE LOKHU. ENDIMENI YESIBILI, UMUGQA WOKUQALA IMBONGI ISEKELE NGOKUTHI: UYALWAZ’ UVALO LOKWESAB’ UKUPHAWULA NOMUGQA WESISHIYAGA LOMBILI: UBE UNGEFANELE UKUBHOBOZA EYOMZWANGEDWA
  • 9. IMBONGI IPHINDE IKUPHIKISE LOKHU, NALAPHO ISAQHAKAMBISA AMANDLA ABESIFAZANE UKUTHI BAYAKWAZI UKUGCINA IMIZWA YABO YOTHANDO UMA KUNESIDINGO, ESINGUKUHLONIPHA USIKO FUTHI BAYAZIHLONIPHA NABO NGOKWABO. LOKHU SIYAKUTHOLA ENDIMENI YESITHATHU KUMUGQA WESIBILI KUYA KOWESITHUPHA: MANGIKUBAMB’ ISAMUKU NHLIZIYO, KUNOKUZITHELA NGEHLAZO LOKUGAGAMELA… NGINGOWESIBHUDA NGIYOKUBA YIMBHUDANE, EBHEDIS, UHLELO LWAWOKHOKHO. MANGIFELE NGAPHAKATHI,
  • 10. ENKONDLWENI ETHI “AMEHLO ENDODA” IMBONGI IQHAKAMBISA IFENIMIZIMU NEQHAZA ABANTU BESIFAZANE ABALIBAMBAYO EZIMPILWENI ZABANTU BESILISA. LOKHU KUSIBONISA AMANDLA NOBUHLAKANI KANYE NOSIZO ABAYILO KUBANTU BESILISA NASEMPHAKATHINI. IMBONGI IBAVEZA NJENGABANTU ABABEKEZELAYO, ABANOTHANDO NABAZIQHENYAYO NGOBUBONA. BAYAKWAZI UKUBEKA IMIBONO NEMIZWA YABO FUTHI BAKHULE UKWENDLULA ABESILISA NGOKWENGQONDO. BABUKHALI FUTHI BAYINZALABANTU, BANGAMAGUGU ESIZWE FUTHI BALUSIZO. IMBONGI ITHI: “BAYABUPHELELIS’ UBUDODA BETHU”. NGENXA YALOKHU, BAFUNA AMALUNGELO ABO!
  • 11. LEZINKONDLO ZIYINKOMBA ESHOYO UKUTHI ABANTU BESIFAZANE NABO BAFUNA UKUBONWA NJENGABANTU ABAKWAZIYO UKWENZA KONKE OKUNGENZIWA NGABANTU BESILISA. I THIYORI YEFEMIZIMU ITHIYORI ESEDUZE KWEZINHLIZIYO ZABO NGOBA IKWAZE UKWENZA ABANTU BESIFAZANE BEZIGQAJE NGOKUBA NGABANTU NABO. U ADICHIE UTHI ENCWADINI YAKHE “EVERYONE SHOULD BE A FEMINIST” INDLELA OKUKHULISWA NGAYO INGANE YESILISA ILEYONDLELA NEYENTOMBAZANE OKUFANELE IKHULISWE NGAYO NGOBA LOKHO KUYOQEDA UKUCWASEKA KWABANTU BESIMAME. ZINQUNYWA AMAKHANDA ZIYEKWE!!!!!!!