SlideShare a Scribd company logo
1 of 10
Download to read offline
UBUNKONDLO
ISAKHIWO SANGAPHAKATHI
IMIPHUMELA YESIFUNDO:
• Okulindelekile ukuthi abafundi kufanele bakwazi ukuhlaziye imibhalo
ngezinga eliphezulu.
• Kufanele bakwazi ukusebenzisa eminye imicwaningo ebhalwe ngabanye
abacwaningi ngenhloso yokuqondisisa imibhalo efundwayo.
• Kufanele bakwazi ukuthi izifenqo zinamuthelela muni enkondlweni.
• Kufanele bakwazi ukuthola umoya wenkondlo, Ubeyefunda.
• Kufanele bakwazi ukuthola umqondo osobala noma umqondo ojulile
enkondlweni.
AKE SIPHENDULE NAYI IMIBUZO:
• 1. Isakhiwo senkondlo sihlukene kangaki?
• 2. Yini etholakala esakhiweni sangaphakathi lapho sihluza inkondlo sisuke
sibhekani?
OKUTHOLAKALA NGAPHANSI
KWESAKHIWO SANGAPHAKATHI:
• IFANEKISO YOMQONDO:
• isifaniso, isingathekiso, isenzasilwane kanye nesenzasamuntu.
NB: ukusetshenziswa kwezifenqo noma izifananekiso zemqondo ikona
okwenza ulimi lobunkondlo lujiye okanye lube olobunkondlo.
SICHAZA IZIFENQO:
• Isifaniso-yilapho kusuke kuqhathaniswa khona izinto ezimbili ezingafani
kusetshenziswa izakhi zokuqhathanisa (okwe, kuhle kwe,njenge) isib: ubaba
unolaka kuhle kwebhubesi.
• isingathekiso-naso siyafana nesifaniso kepha sona asisebenzisi izakhi
zokuqhathanisa . isib: ubaba uyibhubesi.
• isenzasamuntu- siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo
enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwe zikhulume, zizwe njlll. Isib: lapho
ukukhanya kwelanga kuxosha ubumnyama, lapho inyanga igcagce nezinkanyezi.
UKUCHAZWA KWEZIFENQO
KUYAQHUTSHWA :
• isenzasilwane – siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo
enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwa zikhulume zizwe njll.
Isib: sifana nempova yakho mbalenhle,
Obhul’ izimpiko zakho yagcwal’ umhlaba.
SICHAZA UMOYA WENKONDLO:
• Umoya wenkondlo-imbongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni.
Umoya otholakala enkondlweni, kungaba umoya wothando, umoya
wosizi,umoya wokukhathazeka, umoya wokudikibala.
UMQONDO OCASHILE/OJULILE
• Ukujula kwendlondlo-ukujula kwenkondlo kuchaza omunye umqondo
othe ukujulangaleyo nkondlo.
• Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni.
SICHAZA UMQONDO WENKONDLO:
• Umqondo osobala-kuyenzeka inkondlo ibe nomqondo owodwa ize
iyophela.
• Ngamanye amagama uma imbongi ikhuluma ngokuphuma kwelanga,
kawukho omunye umqondo ongabuye uphume nawo lapho.
SIYABONGA!!!!!!
INKOSI KAYIQEDWA

More Related Content

What's hot (20)

Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISMUKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Umlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zuluUmlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zulu
 
Ubucikobomlomoslides 170822151627
Ubucikobomlomoslides 170822151627Ubucikobomlomoslides 170822151627
Ubucikobomlomoslides 170822151627
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 

More from University of Johannesburg (9)

11
1111
11
 
10
1010
10
 
9
99
9
 
8
88
8
 
6
66
6
 
5
55
5
 
4
44
4
 
Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891
Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891
Ukulumbanakonkamisa2 151030105824-lva1-app6891
 
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
Umlandowemibhaloyesizulu 161129134753
 

Sicikozangosiba 161125075523

  • 2. IMIPHUMELA YESIFUNDO: • Okulindelekile ukuthi abafundi kufanele bakwazi ukuhlaziye imibhalo ngezinga eliphezulu. • Kufanele bakwazi ukusebenzisa eminye imicwaningo ebhalwe ngabanye abacwaningi ngenhloso yokuqondisisa imibhalo efundwayo. • Kufanele bakwazi ukuthi izifenqo zinamuthelela muni enkondlweni. • Kufanele bakwazi ukuthola umoya wenkondlo, Ubeyefunda. • Kufanele bakwazi ukuthola umqondo osobala noma umqondo ojulile enkondlweni.
  • 3. AKE SIPHENDULE NAYI IMIBUZO: • 1. Isakhiwo senkondlo sihlukene kangaki? • 2. Yini etholakala esakhiweni sangaphakathi lapho sihluza inkondlo sisuke sibhekani?
  • 4. OKUTHOLAKALA NGAPHANSI KWESAKHIWO SANGAPHAKATHI: • IFANEKISO YOMQONDO: • isifaniso, isingathekiso, isenzasilwane kanye nesenzasamuntu. NB: ukusetshenziswa kwezifenqo noma izifananekiso zemqondo ikona okwenza ulimi lobunkondlo lujiye okanye lube olobunkondlo.
  • 5. SICHAZA IZIFENQO: • Isifaniso-yilapho kusuke kuqhathaniswa khona izinto ezimbili ezingafani kusetshenziswa izakhi zokuqhathanisa (okwe, kuhle kwe,njenge) isib: ubaba unolaka kuhle kwebhubesi. • isingathekiso-naso siyafana nesifaniso kepha sona asisebenzisi izakhi zokuqhathanisa . isib: ubaba uyibhubesi. • isenzasamuntu- siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwe zikhulume, zizwe njlll. Isib: lapho ukukhanya kwelanga kuxosha ubumnyama, lapho inyanga igcagce nezinkanyezi.
  • 6. UKUCHAZWA KWEZIFENQO KUYAQHUTSHWA : • isenzasilwane – siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwa zikhulume zizwe njll. Isib: sifana nempova yakho mbalenhle, Obhul’ izimpiko zakho yagcwal’ umhlaba.
  • 7. SICHAZA UMOYA WENKONDLO: • Umoya wenkondlo-imbongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni. Umoya otholakala enkondlweni, kungaba umoya wothando, umoya wosizi,umoya wokukhathazeka, umoya wokudikibala.
  • 8. UMQONDO OCASHILE/OJULILE • Ukujula kwendlondlo-ukujula kwenkondlo kuchaza omunye umqondo othe ukujulangaleyo nkondlo. • Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni.
  • 9. SICHAZA UMQONDO WENKONDLO: • Umqondo osobala-kuyenzeka inkondlo ibe nomqondo owodwa ize iyophela. • Ngamanye amagama uma imbongi ikhuluma ngokuphuma kwelanga, kawukho omunye umqondo ongabuye uphume nawo lapho.