5
- 3. Kufingqwa kanjani lapha?
Ulwazi olunzulu lutholakala ezikrinini (umabonakude, amakhompuyutha, nama filimu). Lapha umfundi usuke
ebheka ulimi olunencazelo ecashile Kanye namasu obuciko bokukhuluma:izaga, izisho, izifengqo( isifaniso,
isingathekiso, ukwenzasamuntu, ukwenzasasilwane, ihaba, ukubhingqa, indida njll.
- 4. Umsebenzi wasekilasini
Thola indatshane encane online uyifunde, bese uyayifingqa usuyihumusha ngokwakho ubhale
amaphuzu abalulekile kuphela azokwazi ukudlulisa umqondo ophelele wendaba yakho oyifundile.
Ushaye ngemfushane. Qaphela ukuthi indaba yakho kumele ibe nobude okungenani amagama
angama-320 bese uyifingqela okungenani emagameni angama-70 kuya kwanga-80 ubude bendaba
efingqiwe. Imiklomelo amamaki ayishumi(10)