SlideShare a Scribd company logo
1 of 11
Inkulumo
elungiselelwe
IBANGA-10
22 KUMANDULO 2022
Imiphumela yesifundo
Uma kuphela lesi sifundo, kulindeleke ukuba
wazi:
• Ukuchaza ukuthi iyini inkulumo elungiselelwe.
• Izinyathelo ezithathwayo uma ulungiselela
inkulumo nokubaluleka kwazo.
• Umthelela wokungazilungiseleli ngokwanele.
Yini inkulumo elungiselelwe?
 Lolu uhlobo lwenkulumo lapho umuntu enikezwa
khona isihloko esithile kumbe azikhethele yena
isihloko esithile, alungise inkulumo azoyeyethula
ngaso ngosuku oluthile, endaweni ethile phambi
kwezethameli.
Izinyathelo zokulungiselela inkulumo:
1. Ukwenza amalungiselelo.
• Hlaziya/uhumushe isihloko.
• Qoqa amaphuzu ngesihloko.
• Wabhale phansi, uwahlaziye, ukhethe lawo
asemqoka ozowethula.
• Hlanganisa inkulumo yakho ephelele
uyilandelanise ngokwezihlokwana.
2. Ukuzilolonga.
• Kubalulekile ukuzilolonga ngaphambi kokuba
wethule inkulumo ukuze kugwemeke
amaphutha.
• Ifunde ngokuyiqondisisa inkulumo yakho.
• Bhala emakhadini amancane amagama
ozozikhumbuza ngawo.
Ake sikhulume…
Ucabanga ukuthi yini engakwehlela uma
ungazilolonganga ngokwanele?
3. Ukwethula.
• Yazi ukuthi uzokhuluma isikhathi esingakanani
ukuze ungeluli kakhulu noma ungabi mfishane
kakhulu.
• Inkulumo yakho mayihlukaniseke ngezigaba
ezintathu; isingeniso, umzimba, nesiphetho.
 Isingeniso.
 Ukubingelela.
 Uma ubingelela, ubingelela izethameli zonke
ngokwezigaba zazo.
 Zichaze ukuthi ungubani, uzokwethula
inkulumo emayelana nani.
 Bonga ithuba lokuthola ithuba lokwethula
inkulumo
 Umzimba.
 Ukwethula inkulumo.
 Isihloko osikhethile asihambisane nendikimba
yenkulumo.
 Yethula amaphuzu akho ngokulandelana ungawaxovi.
 Kumele ukhombise ukuzethemba ngoba lokhu
okwethulayo ukulungiselele.
 Amehlo akho kumele abheke ngqo izethameli.
 Sebenzisa ulimi olufanele oluhambisana nezethameli.
 Isiphetho.
 Phetha inkulumo yakho ngendlela efanelekile.
 Ushiye isifundo noma isiyalo.
 Ungasebenzisa izimo zokukhuluma
ezinjengezaga noma izisho.
 Bese ubonga ithuba.
Zinqunywa amakhanda ziyekwe!

More Related Content

What's hot (20)

Izindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 bIzindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 b
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdfIzingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
Izingcezu zenkulumo (sandiso).pdf
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazeloIsifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Ukulwangisa
UkulwangisaUkulwangisa
Ukulwangisa
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Inkondlo
InkondloInkondlo
Inkondlo
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 

Inkulumo elungiselelwe.

  • 2. Imiphumela yesifundo Uma kuphela lesi sifundo, kulindeleke ukuba wazi: • Ukuchaza ukuthi iyini inkulumo elungiselelwe. • Izinyathelo ezithathwayo uma ulungiselela inkulumo nokubaluleka kwazo. • Umthelela wokungazilungiseleli ngokwanele.
  • 3. Yini inkulumo elungiselelwe?  Lolu uhlobo lwenkulumo lapho umuntu enikezwa khona isihloko esithile kumbe azikhethele yena isihloko esithile, alungise inkulumo azoyeyethula ngaso ngosuku oluthile, endaweni ethile phambi kwezethameli.
  • 4. Izinyathelo zokulungiselela inkulumo: 1. Ukwenza amalungiselelo. • Hlaziya/uhumushe isihloko. • Qoqa amaphuzu ngesihloko. • Wabhale phansi, uwahlaziye, ukhethe lawo asemqoka ozowethula. • Hlanganisa inkulumo yakho ephelele uyilandelanise ngokwezihlokwana.
  • 5. 2. Ukuzilolonga. • Kubalulekile ukuzilolonga ngaphambi kokuba wethule inkulumo ukuze kugwemeke amaphutha. • Ifunde ngokuyiqondisisa inkulumo yakho. • Bhala emakhadini amancane amagama ozozikhumbuza ngawo.
  • 6. Ake sikhulume… Ucabanga ukuthi yini engakwehlela uma ungazilolonganga ngokwanele?
  • 7. 3. Ukwethula. • Yazi ukuthi uzokhuluma isikhathi esingakanani ukuze ungeluli kakhulu noma ungabi mfishane kakhulu. • Inkulumo yakho mayihlukaniseke ngezigaba ezintathu; isingeniso, umzimba, nesiphetho.
  • 8.  Isingeniso.  Ukubingelela.  Uma ubingelela, ubingelela izethameli zonke ngokwezigaba zazo.  Zichaze ukuthi ungubani, uzokwethula inkulumo emayelana nani.  Bonga ithuba lokuthola ithuba lokwethula inkulumo
  • 9.  Umzimba.  Ukwethula inkulumo.  Isihloko osikhethile asihambisane nendikimba yenkulumo.  Yethula amaphuzu akho ngokulandelana ungawaxovi.  Kumele ukhombise ukuzethemba ngoba lokhu okwethulayo ukulungiselele.  Amehlo akho kumele abheke ngqo izethameli.  Sebenzisa ulimi olufanele oluhambisana nezethameli.
  • 10.  Isiphetho.  Phetha inkulumo yakho ngendlela efanelekile.  Ushiye isifundo noma isiyalo.  Ungasebenzisa izimo zokukhuluma ezinjengezaga noma izisho.  Bese ubonga ithuba.