SlideShare a Scribd company logo
1 of 7
Isifundo Sezincazelo/
Semantics
Isifundo sezincazelo simayelana nezincazelo
zamagama, zeqoqo lamagama noma
umusho ophelele. Singafunda ngesemanthiki
yegama, yeqoqo lamagama kanye
neyomusho ophelele
1
Izincazelo zamagama
• Ngokwencazelo IsiZulu njengezinye izilimi
sinamagama esiwehlukanisa kanjena
ngokwencazelo yawo:
- A) Ophimbohluka (Polysemies)
- B) Omabizwafane (Puns)
- C) Omqondofana (Synonyms)
- D) Omqondophika (Antonyms)
- E) Ofuzamqondo (Words with similar meanings)
2
Ophimbohluka
• Lana ngamagama abhaleka ngokufana kodwa
ahlukanayo ngokwephimbo lapho uwaphimisa:
Ugogo
Ingoma
Ufunani?
Umfundisi
Kubalulekile ukwazi ukukhombisa ukuguquka
kwephimbo kula magama. Bese-ke wazi izincazelo
zamagama ngokuphimiseka kwawo
3
Omabizwafane/Puns
• La magama kuthiwa angomabizwafane ngoba lapho
uwabiza ayefana kodwa izincazelo zawo azifani. Ngamanye
amazwi igama elilodwa lingaba nezincazelo ezimbili
ezahlukene. Bheka lapha:
Icala – uhlangothi;
Imbulu – isilwane; umuntu onocenga noma
kungasafanele
Ikhabe – isitshalo esidliwa siluhlaza; umuntu okwazi
ukusebenzisa izandla zombili ngokufanayo
Ilanga – imbulunga esemkhathini phezulu; usuku
Ake sixoxe ngamanye amagama eniwaziyo. Yimaphi lawo
magama?
4
Omqondofana/Synonyms
• Lawa ngamagama ahlukene amabili noma ngaphezulu
kodwa anencazelo eyodwa efana ncamashi:
ibhuku > incwadi
ifoni > ucingo
isigebengu > inswelaboya
umfana > umkhapheyana
indoda > injeza
inkomo > imanta/imayi
ukudla > ukumaya
ikhanda > ichelezo
Omqondofana bavela ngenxa yokukhula kolimi kanye nesiko
lokuhlonipha.
5
Omqondophika/Antonyms
• Amagama abhaleka abuye aphimiseke ngokungefani,
amqondo uphikisana nowelinye
uvukuvale –
umfokazana –
isigqala –
igcokama –
isigwili –
izaqheqhe –
impi –
khala –
vala –
6
Ofuzamqondo
• La magama anomqondo elinye elifuze owelinye:
- umsila –
- ucingo –
- inkatha –
- inqola –
- ingonyama –
- usiba –
- ihlamvu –
7

More Related Content

What's hot (20)

Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
ubuciko komlomo
ubuciko komlomoubuciko komlomo
ubuciko komlomo
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2Ukulumbana konkamisa 2
Ukulumbana konkamisa 2
 
Isilandiso
IsilandisoIsilandiso
Isilandiso
 
iSIZULU
iSIZULUiSIZULU
iSIZULU
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Izinhlobo zamabizo grade 10.pptx
Izinhlobo zamabizo grade 10.pptxIzinhlobo zamabizo grade 10.pptx
Izinhlobo zamabizo grade 10.pptx
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
Izinkondlo zika bw vilakazi(2)
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 

Isifundo sezincazelo

  • 1. Isifundo Sezincazelo/ Semantics Isifundo sezincazelo simayelana nezincazelo zamagama, zeqoqo lamagama noma umusho ophelele. Singafunda ngesemanthiki yegama, yeqoqo lamagama kanye neyomusho ophelele 1
  • 2. Izincazelo zamagama • Ngokwencazelo IsiZulu njengezinye izilimi sinamagama esiwehlukanisa kanjena ngokwencazelo yawo: - A) Ophimbohluka (Polysemies) - B) Omabizwafane (Puns) - C) Omqondofana (Synonyms) - D) Omqondophika (Antonyms) - E) Ofuzamqondo (Words with similar meanings) 2
  • 3. Ophimbohluka • Lana ngamagama abhaleka ngokufana kodwa ahlukanayo ngokwephimbo lapho uwaphimisa: Ugogo Ingoma Ufunani? Umfundisi Kubalulekile ukwazi ukukhombisa ukuguquka kwephimbo kula magama. Bese-ke wazi izincazelo zamagama ngokuphimiseka kwawo 3
  • 4. Omabizwafane/Puns • La magama kuthiwa angomabizwafane ngoba lapho uwabiza ayefana kodwa izincazelo zawo azifani. Ngamanye amazwi igama elilodwa lingaba nezincazelo ezimbili ezahlukene. Bheka lapha: Icala – uhlangothi; Imbulu – isilwane; umuntu onocenga noma kungasafanele Ikhabe – isitshalo esidliwa siluhlaza; umuntu okwazi ukusebenzisa izandla zombili ngokufanayo Ilanga – imbulunga esemkhathini phezulu; usuku Ake sixoxe ngamanye amagama eniwaziyo. Yimaphi lawo magama? 4
  • 5. Omqondofana/Synonyms • Lawa ngamagama ahlukene amabili noma ngaphezulu kodwa anencazelo eyodwa efana ncamashi: ibhuku > incwadi ifoni > ucingo isigebengu > inswelaboya umfana > umkhapheyana indoda > injeza inkomo > imanta/imayi ukudla > ukumaya ikhanda > ichelezo Omqondofana bavela ngenxa yokukhula kolimi kanye nesiko lokuhlonipha. 5
  • 6. Omqondophika/Antonyms • Amagama abhaleka abuye aphimiseke ngokungefani, amqondo uphikisana nowelinye uvukuvale – umfokazana – isigqala – igcokama – isigwili – izaqheqhe – impi – khala – vala – 6
  • 7. Ofuzamqondo • La magama anomqondo elinye elifuze owelinye: - umsila – - ucingo – - inkatha – - inqola – - ingonyama – - usiba – - ihlamvu – 7