SlideShare a Scribd company logo
1 of 5
UBUCIKO BOMLOMO
ISIFUNDO SETHULWA UNOLUTHANDO ZWANE
ISAKHIWO SANGAPHANDLE
 Isakhiwo sangaphandle sibala izinto ozithola enkondlweni ungakayifundi,
ngamanye amagama izinto ozibona ngamehlo uma ubheka inkondlo.
 Ngaphansi kwesikhiwo sangaphandle ziningi izinto esingazibalula esizibona
ngamehlo enyama singakagxili enkondlweni, lana singabala:
1. Izitanza/izindima
2. Isihloko
3. Ukuxhumana
4. Imvumelwano
5. Impinda nokunye
Isakhiwo sangaphandle siyaqhutshwa
 Izintima/ izitanza- lena imigqa eyiqoqwana ehlangene ndawonye equkethe
umqondo othile enkondlweni. Ngamanye amagama isitanza nesitanza siqukuethe
umqondo owehlukile. Izitanza zingakhiwa imigqa emithathu kuya phezulu.
 Isihloko- yilelo gama noma loyo musho ome wondwe maphezudlwana
kwenkondlo noma ekuqaleni kwenkondlo obheka ukuthi inkondlo imayelana nani.
Kuyenzeka isihloko sikunike oqondo osobala ngenkondlo kanti kuyenzeka futhi
ukunike umqondo ocashile.
 Ukuxhumana- ukuphindeka kwegama lonke emigqeni elandelanayo, kuhlukaniswa
kahlanu, ukuxhumana siqalo, ukuxhumana okumaphakathi, ukuxhumana sigcino,
ukuxhumana okuyinxemu Kanye nokuxhumana okuphambene.
Kuyaqhutshwa……
 Imvumelwano-ukuphindeka kwelunga elinomsindo ophimiseka ngokufanayo
emigqeni elandelanayo. Ihlukaniseka kathathu imvumelwano, kukhona
imvumelwano siqalo, imvumelwano maphakathi Kanye nemvumelwano sigcino.
 Impindwa-ukuphindaphinda umugqa noma imigqa ethile ekuqaleni noma
ekugcineni kwesigaba senkondlo. Lemphindwa ivela endaweni efanayo kuzoxonke
izindima.
Okunye okubalulekile enkondlweni
 Umoya wenkondlo- imbhongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni. Loyo moya
uyaqhama kakhulu enkondlweni. Kungaba umoya wokykhathazeka, wothando, wosizi
noma wenjabulo.
 Ukujula kwenkondlo- kuchazaomunye umqondo othe ukujula ngaleyo nkondlo.
Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni. Loyo mqondo
ungaba sobala noma ucashe.
 Umqondo osobala-lana inkondlo isuke iveza umqondo owodwa kusukela ekuqaleni ize
iyophela.
 Umqondo ocashile- imbongi ingakhuluma ngento ethile kepha uma sesicwaninga
kabanzi sithole ukuthi leyonto iwuphawu lwento ethile, isibonelo nje imbongi
ingakhuluma ngejuba kant ijuba liwuphawu lothando.

More Related Content

What's hot (20)

Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
ISIFUNDO isikhangisi (1) (1)
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISMUKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
 
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdfLecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
Lecture-Ubunkondlo.pptx.pdf
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo   Isifundo sezincazelo
Isifundo sezincazelo
 
Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)Ukulumbana konkamisa(1)
Ukulumbana konkamisa(1)
 
ukwakheka kolimi
ukwakheka kolimiukwakheka kolimi
ukwakheka kolimi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 

Ubuciko bomlomo

  • 2. ISAKHIWO SANGAPHANDLE  Isakhiwo sangaphandle sibala izinto ozithola enkondlweni ungakayifundi, ngamanye amagama izinto ozibona ngamehlo uma ubheka inkondlo.  Ngaphansi kwesikhiwo sangaphandle ziningi izinto esingazibalula esizibona ngamehlo enyama singakagxili enkondlweni, lana singabala: 1. Izitanza/izindima 2. Isihloko 3. Ukuxhumana 4. Imvumelwano 5. Impinda nokunye
  • 3. Isakhiwo sangaphandle siyaqhutshwa  Izintima/ izitanza- lena imigqa eyiqoqwana ehlangene ndawonye equkethe umqondo othile enkondlweni. Ngamanye amagama isitanza nesitanza siqukuethe umqondo owehlukile. Izitanza zingakhiwa imigqa emithathu kuya phezulu.  Isihloko- yilelo gama noma loyo musho ome wondwe maphezudlwana kwenkondlo noma ekuqaleni kwenkondlo obheka ukuthi inkondlo imayelana nani. Kuyenzeka isihloko sikunike oqondo osobala ngenkondlo kanti kuyenzeka futhi ukunike umqondo ocashile.  Ukuxhumana- ukuphindeka kwegama lonke emigqeni elandelanayo, kuhlukaniswa kahlanu, ukuxhumana siqalo, ukuxhumana okumaphakathi, ukuxhumana sigcino, ukuxhumana okuyinxemu Kanye nokuxhumana okuphambene.
  • 4. Kuyaqhutshwa……  Imvumelwano-ukuphindeka kwelunga elinomsindo ophimiseka ngokufanayo emigqeni elandelanayo. Ihlukaniseka kathathu imvumelwano, kukhona imvumelwano siqalo, imvumelwano maphakathi Kanye nemvumelwano sigcino.  Impindwa-ukuphindaphinda umugqa noma imigqa ethile ekuqaleni noma ekugcineni kwesigaba senkondlo. Lemphindwa ivela endaweni efanayo kuzoxonke izindima.
  • 5. Okunye okubalulekile enkondlweni  Umoya wenkondlo- imbhongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni. Loyo moya uyaqhama kakhulu enkondlweni. Kungaba umoya wokykhathazeka, wothando, wosizi noma wenjabulo.  Ukujula kwenkondlo- kuchazaomunye umqondo othe ukujula ngaleyo nkondlo. Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni. Loyo mqondo ungaba sobala noma ucashe.  Umqondo osobala-lana inkondlo isuke iveza umqondo owodwa kusukela ekuqaleni ize iyophela.  Umqondo ocashile- imbongi ingakhuluma ngento ethile kepha uma sesicwaninga kabanzi sithole ukuthi leyonto iwuphawu lwento ethile, isibonelo nje imbongi ingakhuluma ngejuba kant ijuba liwuphawu lothando.