SlideShare a Scribd company logo
1 of 21
Izinkondlo ZikaBW Vilakazi
UMLANDO OMFISHANE KAVILAKAZI
1
Umlando ngokuzalwa kwakhe
• UBenedict Wallet Vilakazi wabona ilanga mhla
ziyi-6 kuMasingana ngo-1906 endaweni
yaseGroutville
• Wathola igama lokumteketisa likaBhambatha
kaMakhwatha ngoba ezalwe ngonyaka wempi
kaKhandampondo ka-1906 eyayiholwa yinkosi
uBhambatha KaMancinza wakwaZondi
2
Umlando
• Wafundela ubuthishela eMarianhill waphinde
wafundisa khona. Wabe esedlula efundisa
eXobho kanye nasOhlange.
• Waphothula iziqu zakhe ze-BA ne-Unisa ngo-
1934.
• Ngo-1936 waqashwa ukuba afundise isiZulu
eYunivesithi yaseWits. Ngawo lo nyaka
wakwazi ukwenza iziqu ze-BA Hons.
3
Umlando
• Ngo-1937 wathola iziqu ze-MA ngomcwaningo wakhe
othi: The conception and development of poetry in
Zulu.
• Ayibanga mihle iminyaka yawo-1940 empilweni
kaVilakazi: kwashona umfowabo ngo-1940, kwashona
umkakhe uFanny, uMaNxaba ngo-1942.
• Nokho wayibamba ngoba ngo-1946 wathola iziqu
zobudokotela ngomcwaningo osihloko sithi: The oral
and written literature in Nguni
• UVilakazi washona ngo-1947 eneminyaka enga-40
4
Imisebenzi Yakhe
• UVilakazi wayengumuntu okhuthele. Ube
ngumuntu wokuqala omnyama ukuthola iqhuzu
lobudokotela. Ube ngowokuqala futhi ukufundisa
eYunivesithi yaseWitwatersrand neyayaziwa
njengeyunivesithi yabamhlophe.
• Iqoqo lokuqala lezinkondlo zesiZulu liphuma
osibeni lukaVilakazi: Inkondlo KaZulu
nelashicilelwa ngo-1935.
• Inoveli yakhe ethi Noma Nini yashicilelwa ngo-
1935
5
Imisebenzi yakhe
• Washicilela inoveli lakhe lesibili elithi
UDingiswayo KaJobe ngo-1939, kanti elesithathu
elithi Nje Nempela laphuma ngo-1943. Iqoqo
lakhe lesibili lezinkondlo elithi Amal’ ezulu
lalandela ngo-1945.
• Omunye umsebenzi obalulekile esiZulwini
yisichazamazwi esithi Zulu-English Dictionary
awubhala ngokubambisana noClement Doke
nowashicilelwa ngo-1948 engasekho emhlabeni.
6
Imisebenzi Yakhe
• Ziningi izimbongi ezithathela kuVilakazi uma
zihaya. Ziningi futhi ezihaya ngale ngwazi,
ngisho nanamuhla.
• Ezinye zezinkondlo zakhe njengalezi ezithi:
“Ma ngificwa ukufa” kanye nethi
“Kwadedangendlale” zaguqulwa nguSolwazi
uMzilikazi Khumbalo zaba yizingoma
zamakwaya ezaduma kakhulu.
7
Imisebenzi Yakhe
• AYEBHALA NGAKHO:
• Kukhona izinkondlo zakhe ezikhuluma
ngomlando:
• “UShaka kaSenzangakhona” (Inkondlo KaZulu)
• “Phezu kwethuna likaShaka” (Inkondlo KaZulu)
• “NgoMbuyazi eNdondakusuka” (Amal’ ezulu)
• “Inkelenkele yakwaXhosa” (Inkondlo KaZulu)
8
Imvelo
• Kukhona nezinkondlo ezikhuluma
ngemvelo:
• “Impophoma yeVictoria” (Inkondlo
KaZulu)
• “KwaDedangendlale” (Amal’ ezulu)
• “Inqomfi” (Inkondlo KaZulu)
• “Cula ngizwe” (Inkondlo KaZulu)
9
Ugqozi
• Ubuye abhale ngezinto ezingabonakali ezifana
nogqozi:
• “Ugqozi” (Amal’ ezulu)
• “Ithongo lokwazi” (Inkondlo KaZulu)
• “Umthandazo wembongi” (Amal’ ezulu)
10
Ukufa
• Ezinye zezinkondlo zakhe zikhuluma ngokufa:
• “Ukufa” (Inkondlo KaZulu)
• “Sengiyokholwa-ke” (Inkondlo KaZulu)
• “Sengiyakholwa” (Amal’ ezulu)
• “Nayaphi?” (Amal’ ezulu)
• “Ma ngificwa ukufa” (Inkondlo KaZulu)
11
Amagugu
• Ezinye zilila ngokulahlekelwa kwabantu
abamnyama amagugu nomcebo wabo:
• “Wo, leli Khehla” (Amal’ ezulu)
• “Ukhamba lukaSonkomose” (Inkondlo KaZulu)
• “Izinsimbi zesonto” (Amal’ ezulu)
12
Ubandlululo
• Izinkondlo ezikhononda ngokubandlululwa
komuntu omnyama ngabamhlophe:
• “Wo ngitshele mntanomLungu” (Amal’ ezulu)
• “Inyanga” (Amal’ ezulu)
• “Ngoba … sewuthi” (Amal’ ezulu)
• “Ezinkomponi” (Amal’ ezulu)
• “Wena-ke uyothini?” (Inkondlo KaZulu)
13
Isiphetho
• Eqoqweni lakhe Inkondlo KaZulu
wazama ukusebenzisa
imvumelwano kwase kuthi
kwelesibili elithi Amal’ ezulu
wayehla le nqola.
14
IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE:
Inkondlo KaZulu:
• Ngephasika
• Inkelenkele YakwaXhosa
• Ukhamba LukaSonkomose
• We Moya
• Ma ngificwa ukufa
• UShaka KaSenzangakhona
• Aggrey we-Afrika
• Wena-ke uyothini?
• Impophoma YeVictoria
15
IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE
Amal’ ezulu
• Ugqozi
• Imfundo ephakeme
• Wo, ngitshele mntanomLungu!
• Nyanga
• Ngoba … sewuthi
• Ezinkomponi
16
Ukhamba LukaSonkomose
Ukhamba LukaSonkomose
Babomkhulu! Angikwazi
Kodwa ngikhuluma nawe,
Ngingenakubona wena
Kodwa ngibon’ amabhena,
Athe kim’ azalwa nguwe,
Anginika lokhu kwazi.
17
• Phambi kwami nant’ ukhamba,
• Bath’ ukhamb’ olwaludlela
• Wena mfo waseMzwangedwa,
• Owashiy’ uhamba wedwa
• Wakhohlwa nokukhumbula
• Okuphethwe lolu khamba.
18
Impindamqondo
Umqondo wamagama asemgqeni ongenhla
uhambisana nomqondon wamagama asemgqeni
ongezansi. Isib. Ithongo Lokwazi.
• Ngabheka phansi eMkambathini wamaXhosa,
• Ngabheka phezulu eNtabakusuka yabeSuthu.
19
20
21

More Related Content

What's hot

What's hot (20)

Ukuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondloUkuhluzwa kwezinkondlo
Ukuhluzwa kwezinkondlo
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Ukuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondloUkuhluza inkondlo
Ukuhluza inkondlo
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
ubuciko komlomo
ubuciko komlomoubuciko komlomo
ubuciko komlomo
 
Inkinsela yasmgungundlovu
Inkinsela yasmgungundlovuInkinsela yasmgungundlovu
Inkinsela yasmgungundlovu
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Ukuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswaUkuvezwa kwabalingiswa
Ukuvezwa kwabalingiswa
 
Izindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 bIzindlela zesenzo tst3 b
Izindlela zesenzo tst3 b
 
Umlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zuluUmlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zulu
 

Viewers also liked

Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Thendayi
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
Celumusa Nkabinde
 

Viewers also liked (14)

NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
No.136 Uthando Olungummangaliso
No.136 Uthando OlungummangalisoNo.136 Uthando Olungummangaliso
No.136 Uthando Olungummangaliso
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
No.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando OlungummangalisoNo.134 Uthando Olungummangaliso
No.134 Uthando Olungummangaliso
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
No.56
No.56No.56
No.56
 
Presentación Jenkins
Presentación JenkinsPresentación Jenkins
Presentación Jenkins
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
FET Phase IsiZulu Language Caps Doc.
 
ENVIRONMENTAL EDUCATION
ENVIRONMENTAL EDUCATIONENVIRONMENTAL EDUCATION
ENVIRONMENTAL EDUCATION
 
ENVIRONMENTAL EDUCATION
ENVIRONMENTAL EDUCATIONENVIRONMENTAL EDUCATION
ENVIRONMENTAL EDUCATION
 
Environmental Education ppt
Environmental Education pptEnvironmental Education ppt
Environmental Education ppt
 

Similar to Izinkondlo zika bw vilakazi (8)

4
44
4
 
Dr.living
Dr.livingDr.living
Dr.living
 
Getting Started in Jewish Genealogy
Getting Started in Jewish GenealogyGetting Started in Jewish Genealogy
Getting Started in Jewish Genealogy
 
Romanya
RomanyaRomanya
Romanya
 
The study of history (language arts)
The study of history (language arts)The study of history (language arts)
The study of history (language arts)
 
Elizabeth Joscelin
Elizabeth JoscelinElizabeth Joscelin
Elizabeth Joscelin
 
The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1
The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1
The 100 Greatest Nigerians we never knew Pt 1
 
Identify unit 6 part 2
Identify unit 6 part 2Identify unit 6 part 2
Identify unit 6 part 2
 

Recently uploaded

Recently uploaded (20)

Exploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptx
Exploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptxExploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptx
Exploring_the_Narrative_Style_of_Amitav_Ghoshs_Gun_Island.pptx
 
Basic Intentional Injuries Health Education
Basic Intentional Injuries Health EducationBasic Intentional Injuries Health Education
Basic Intentional Injuries Health Education
 
Fostering Friendships - Enhancing Social Bonds in the Classroom
Fostering Friendships - Enhancing Social Bonds  in the ClassroomFostering Friendships - Enhancing Social Bonds  in the Classroom
Fostering Friendships - Enhancing Social Bonds in the Classroom
 
REMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptx
REMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptxREMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptx
REMIFENTANIL: An Ultra short acting opioid.pptx
 
Kodo Millet PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...
Kodo Millet  PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...Kodo Millet  PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...
Kodo Millet PPT made by Ghanshyam bairwa college of Agriculture kumher bhara...
 
General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual Proper...
General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual  Proper...General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual  Proper...
General Principles of Intellectual Property: Concepts of Intellectual Proper...
 
Basic Civil Engineering first year Notes- Chapter 4 Building.pptx
Basic Civil Engineering first year Notes- Chapter 4 Building.pptxBasic Civil Engineering first year Notes- Chapter 4 Building.pptx
Basic Civil Engineering first year Notes- Chapter 4 Building.pptx
 
Philosophy of china and it's charactistics
Philosophy of china and it's charactisticsPhilosophy of china and it's charactistics
Philosophy of china and it's charactistics
 
This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.
This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.
This PowerPoint helps students to consider the concept of infinity.
 
Accessible Digital Futures project (20/03/2024)
Accessible Digital Futures project (20/03/2024)Accessible Digital Futures project (20/03/2024)
Accessible Digital Futures project (20/03/2024)
 
FSB Advising Checklist - Orientation 2024
FSB Advising Checklist - Orientation 2024FSB Advising Checklist - Orientation 2024
FSB Advising Checklist - Orientation 2024
 
ICT Role in 21st Century Education & its Challenges.pptx
ICT Role in 21st Century Education & its Challenges.pptxICT Role in 21st Century Education & its Challenges.pptx
ICT Role in 21st Century Education & its Challenges.pptx
 
How to Manage Global Discount in Odoo 17 POS
How to Manage Global Discount in Odoo 17 POSHow to Manage Global Discount in Odoo 17 POS
How to Manage Global Discount in Odoo 17 POS
 
Wellbeing inclusion and digital dystopias.pptx
Wellbeing inclusion and digital dystopias.pptxWellbeing inclusion and digital dystopias.pptx
Wellbeing inclusion and digital dystopias.pptx
 
Unit 3 Emotional Intelligence and Spiritual Intelligence.pdf
Unit 3 Emotional Intelligence and Spiritual Intelligence.pdfUnit 3 Emotional Intelligence and Spiritual Intelligence.pdf
Unit 3 Emotional Intelligence and Spiritual Intelligence.pdf
 
Tatlong Kwento ni Lola basyang-1.pdf arts
Tatlong Kwento ni Lola basyang-1.pdf artsTatlong Kwento ni Lola basyang-1.pdf arts
Tatlong Kwento ni Lola basyang-1.pdf arts
 
HMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptx
HMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptxHMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptx
HMCS Max Bernays Pre-Deployment Brief (May 2024).pptx
 
80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...
80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...
80 ĐỀ THI THỬ TUYỂN SINH TIẾNG ANH VÀO 10 SỞ GD – ĐT THÀNH PHỐ HỒ CHÍ MINH NĂ...
 
How to Add New Custom Addons Path in Odoo 17
How to Add New Custom Addons Path in Odoo 17How to Add New Custom Addons Path in Odoo 17
How to Add New Custom Addons Path in Odoo 17
 
Interdisciplinary_Insights_Data_Collection_Methods.pptx
Interdisciplinary_Insights_Data_Collection_Methods.pptxInterdisciplinary_Insights_Data_Collection_Methods.pptx
Interdisciplinary_Insights_Data_Collection_Methods.pptx
 

Izinkondlo zika bw vilakazi

  • 1. Izinkondlo ZikaBW Vilakazi UMLANDO OMFISHANE KAVILAKAZI 1
  • 2. Umlando ngokuzalwa kwakhe • UBenedict Wallet Vilakazi wabona ilanga mhla ziyi-6 kuMasingana ngo-1906 endaweni yaseGroutville • Wathola igama lokumteketisa likaBhambatha kaMakhwatha ngoba ezalwe ngonyaka wempi kaKhandampondo ka-1906 eyayiholwa yinkosi uBhambatha KaMancinza wakwaZondi 2
  • 3. Umlando • Wafundela ubuthishela eMarianhill waphinde wafundisa khona. Wabe esedlula efundisa eXobho kanye nasOhlange. • Waphothula iziqu zakhe ze-BA ne-Unisa ngo- 1934. • Ngo-1936 waqashwa ukuba afundise isiZulu eYunivesithi yaseWits. Ngawo lo nyaka wakwazi ukwenza iziqu ze-BA Hons. 3
  • 4. Umlando • Ngo-1937 wathola iziqu ze-MA ngomcwaningo wakhe othi: The conception and development of poetry in Zulu. • Ayibanga mihle iminyaka yawo-1940 empilweni kaVilakazi: kwashona umfowabo ngo-1940, kwashona umkakhe uFanny, uMaNxaba ngo-1942. • Nokho wayibamba ngoba ngo-1946 wathola iziqu zobudokotela ngomcwaningo osihloko sithi: The oral and written literature in Nguni • UVilakazi washona ngo-1947 eneminyaka enga-40 4
  • 5. Imisebenzi Yakhe • UVilakazi wayengumuntu okhuthele. Ube ngumuntu wokuqala omnyama ukuthola iqhuzu lobudokotela. Ube ngowokuqala futhi ukufundisa eYunivesithi yaseWitwatersrand neyayaziwa njengeyunivesithi yabamhlophe. • Iqoqo lokuqala lezinkondlo zesiZulu liphuma osibeni lukaVilakazi: Inkondlo KaZulu nelashicilelwa ngo-1935. • Inoveli yakhe ethi Noma Nini yashicilelwa ngo- 1935 5
  • 6. Imisebenzi yakhe • Washicilela inoveli lakhe lesibili elithi UDingiswayo KaJobe ngo-1939, kanti elesithathu elithi Nje Nempela laphuma ngo-1943. Iqoqo lakhe lesibili lezinkondlo elithi Amal’ ezulu lalandela ngo-1945. • Omunye umsebenzi obalulekile esiZulwini yisichazamazwi esithi Zulu-English Dictionary awubhala ngokubambisana noClement Doke nowashicilelwa ngo-1948 engasekho emhlabeni. 6
  • 7. Imisebenzi Yakhe • Ziningi izimbongi ezithathela kuVilakazi uma zihaya. Ziningi futhi ezihaya ngale ngwazi, ngisho nanamuhla. • Ezinye zezinkondlo zakhe njengalezi ezithi: “Ma ngificwa ukufa” kanye nethi “Kwadedangendlale” zaguqulwa nguSolwazi uMzilikazi Khumbalo zaba yizingoma zamakwaya ezaduma kakhulu. 7
  • 8. Imisebenzi Yakhe • AYEBHALA NGAKHO: • Kukhona izinkondlo zakhe ezikhuluma ngomlando: • “UShaka kaSenzangakhona” (Inkondlo KaZulu) • “Phezu kwethuna likaShaka” (Inkondlo KaZulu) • “NgoMbuyazi eNdondakusuka” (Amal’ ezulu) • “Inkelenkele yakwaXhosa” (Inkondlo KaZulu) 8
  • 9. Imvelo • Kukhona nezinkondlo ezikhuluma ngemvelo: • “Impophoma yeVictoria” (Inkondlo KaZulu) • “KwaDedangendlale” (Amal’ ezulu) • “Inqomfi” (Inkondlo KaZulu) • “Cula ngizwe” (Inkondlo KaZulu) 9
  • 10. Ugqozi • Ubuye abhale ngezinto ezingabonakali ezifana nogqozi: • “Ugqozi” (Amal’ ezulu) • “Ithongo lokwazi” (Inkondlo KaZulu) • “Umthandazo wembongi” (Amal’ ezulu) 10
  • 11. Ukufa • Ezinye zezinkondlo zakhe zikhuluma ngokufa: • “Ukufa” (Inkondlo KaZulu) • “Sengiyokholwa-ke” (Inkondlo KaZulu) • “Sengiyakholwa” (Amal’ ezulu) • “Nayaphi?” (Amal’ ezulu) • “Ma ngificwa ukufa” (Inkondlo KaZulu) 11
  • 12. Amagugu • Ezinye zilila ngokulahlekelwa kwabantu abamnyama amagugu nomcebo wabo: • “Wo, leli Khehla” (Amal’ ezulu) • “Ukhamba lukaSonkomose” (Inkondlo KaZulu) • “Izinsimbi zesonto” (Amal’ ezulu) 12
  • 13. Ubandlululo • Izinkondlo ezikhononda ngokubandlululwa komuntu omnyama ngabamhlophe: • “Wo ngitshele mntanomLungu” (Amal’ ezulu) • “Inyanga” (Amal’ ezulu) • “Ngoba … sewuthi” (Amal’ ezulu) • “Ezinkomponi” (Amal’ ezulu) • “Wena-ke uyothini?” (Inkondlo KaZulu) 13
  • 14. Isiphetho • Eqoqweni lakhe Inkondlo KaZulu wazama ukusebenzisa imvumelwano kwase kuthi kwelesibili elithi Amal’ ezulu wayehla le nqola. 14
  • 15. IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE: Inkondlo KaZulu: • Ngephasika • Inkelenkele YakwaXhosa • Ukhamba LukaSonkomose • We Moya • Ma ngificwa ukufa • UShaka KaSenzangakhona • Aggrey we-Afrika • Wena-ke uyothini? • Impophoma YeVictoria 15
  • 16. IZINKONDLO OKUMELE UZIFUNDE Amal’ ezulu • Ugqozi • Imfundo ephakeme • Wo, ngitshele mntanomLungu! • Nyanga • Ngoba … sewuthi • Ezinkomponi 16
  • 17. Ukhamba LukaSonkomose Ukhamba LukaSonkomose Babomkhulu! Angikwazi Kodwa ngikhuluma nawe, Ngingenakubona wena Kodwa ngibon’ amabhena, Athe kim’ azalwa nguwe, Anginika lokhu kwazi. 17
  • 18. • Phambi kwami nant’ ukhamba, • Bath’ ukhamb’ olwaludlela • Wena mfo waseMzwangedwa, • Owashiy’ uhamba wedwa • Wakhohlwa nokukhumbula • Okuphethwe lolu khamba. 18
  • 19. Impindamqondo Umqondo wamagama asemgqeni ongenhla uhambisana nomqondon wamagama asemgqeni ongezansi. Isib. Ithongo Lokwazi. • Ngabheka phansi eMkambathini wamaXhosa, • Ngabheka phezulu eNtabakusuka yabeSuthu. 19
  • 20. 20
  • 21. 21