SlideShare a Scribd company logo
1 of 11
ngefeminizimu1-170901120337.doc
I-FEMINIZIMU EMIBHALWENI
(FEMINISM IN LITERATURE)
• Iyini ifeminizimu? Lona wumbutho
okhuluma/oqhakambisa ukulingana
phakathi kwabantu besilisa
nabesifazane. Le thiyori ivamise
ukudingidwa kabanzi eSifundweni
Sokuhlalisana kwabantu
(Sociology). Ngokwemibhalo
singathi lena yithiyori ebheka
ukuvezwa kwabantu besifazane
nezimpilo zabo emibhalweni uma
beqhathaniswa nabesilisa.
Ifeminizimu iqophisana / imelelene
nokungalingani kwabantu
1
emphakathini okusekelwe phezu
kobulili babo.
• Izinkulumo zokucwasana
ngokobulili ziyinto endala
njengesintu uqobo. U-Aristotle
(284BC – 322BC) oyinzululwazi
(philosopher) uthi: “The female is
female by virtue of a certain lack of
qualities.” [Owesifazane
ungowesifazane ngoba kukhona
okuthile okuyizimpawu angenakho
noma okushodayo ngaye.] USt.
Thomas Aquinas yena uthi:
woman is an “imperfect man”
[Owesifazane ungumuntu
ongaphelelisiwe noma
2
onamaphutha ekwakhiweni
kwakhe.]
• Abesifazane bayizingane
(nangesiLungu: baby), bathathwa
njengabangenamandla
• U-Pisan nongowesifazane uma
ebhala ngeminyaka yawo-1405,
uthi uMdali wadala owesilisa
nowesifazane ukuthi balingane
• UMary Wollstonecraft (1792)
waba ngowokuqala ukuzwakalisa
ukucindezeleka kwabantu
besifazane emiphakathini. Isimo
somuntu wesifazane emphakathini
usifanisa nomlando wezigqila noma
ubugqila emhlabeni (slave
3
trade/slavery). Owesifazane
ungaphansi kowesilisa futhi
uyamnakekela njengoba nezigqila
zazinomsebenzi wokunakekela
abanikazi bazo.
• UVirgina Woolf: Indlela
eyisikompilo elawulwa ngabantu
besilisa emiphakathini noma
eqhakambisa ubukhulu babantu
besilisa (patriarchy), ivimba
abesifazane ukuthi bakwazi
ukubonisa amakhono abo kanye
nalokho abakwazi ukukwenza.
• Kukhona abanye abalobi
besifazane abathi: “A woman’s
condition is a nervous condition”
(Ungafunda incwadi kaTsitsi
4
Dangarembga waseZimbabwe ethi,
Nervous Conditions, 1988; kanye
nocwaningo luka-Florence Stratton
oluthi, Contemporary African
Literature and the Politics of
Gender, 1994)
• Abanye baphinde bagxeke
ukuphatheka kwabantu besifazane
emphakathini ngendlela engafani
neyabesilisa njengento enomsuka
ekuhlelekeni kwenkolo: Uma
sithandaza noma sikhuluma sithi,
“Baba wethu oseZulwini… noma
“Egameni likayise, eleNdodana
nelikaMoya ongcwele”. Kungani
singenaye umama waseZulwini
kanye nendodakazi? Kuthiwa
5
uNkulunkulu, ubaba, nguyena
owadala umuntu. Emhlabeni sazi
ukuthi owesifazane noma
ngumame okwazi ukuletha
umntwana emahlabeni;
ngokubheka lokho nje akufanele
ngabe uNkulunkulu
ungowesifazane?
• Ukuze owesifazane akhombise
amandla akhe nokucabanga
okuletha uguquko emphakathini
kuswelekile enze okungaphandle
kwemisebenzi okwaziwa ukuthi
ingeyabesimame.
• Amaqiniso ababayo: Abesifazane
kuthiwa bangabasizi kodwa
emakhaya imisebenzi eminingi
6
yenziwa yibo abesilisa bengenzi
lutho; Amadoda kuthiwa yiwona
ayizinhloko zamakhaya kodwa
umsebenzi omningi wasekhaya
njengokupheka, ukuhlanza indlu,
ukuwasha, ukukhulisa izingane,
kanye nokuqinisekisa ukuthi
umndeni awulali ngamanzi (lokhu
kuyiqiniso emizini eminingi
eNingizimu Afrika) kwenziwa
ngabantu besifazane. Mingaki imizi
ephilayo ephethwe ngabafazi
ngoba amadoda ebhungukile,
engasebenzi, engazimisele
ngokufuna umsebenzi noma elibele
wutshwala?
7
• Amanye amampunge ngawokuthi
owesifazane akumele abe nolwazi
oluningi ngoba luqeda inhlonipho.
Akumele intombazane ifunde
ngoba izohamba iyogana.
• Imisebenzi eyaziwa ngokuthi
ngeyabantu besifazane ifaka
phakathi: ukupheka, ukuwasha,
ukuhlanza indlu, ukuthunga,
ubunesi, ububhalane
• Imisebenzi ababengavunyelwe
ukuyenza noma ukuyifundela uma
kwenzekile bafunda: ubunjiniyela,
ubuphoyisa, ipolitiki, ukwakha, njll.
• Ifeminizimu imayelana nokuthi
abesifazane bangakwazi ukwenza
8
izinto ezenziwa ngabesilisa futhi
ngesinye isikhathi babedlule labo
besilisa ekwenzeni leyo misebenzi
(Dr Nkosazana Dlamini-Zuma, Adv.
Thuli Madonsela, nokungosopolitiki
(mhlawumbe kufanele sithi:
onopolitiki) abanegalelo elikhulu
ezweni lakithi ukwedlula iningi
labalingani babo besilisa.)
• Ezincwadini uma ufuna ukuthola
mayelana nokulingana kanye
nokungalingani kobulili kumele
uzibuze le mibuzo:
1. Ngabe indaba yonke imayelana
nomlingiswa wesifazane?
9
2. Ngabe abalingiswa besifazane
bakhombisa ukuzimela noma
bancike kwabesilisa?
3. Ngabe umbhali ugqugquzela
abesifazane ukuthi bazimele
uma benza izinto?
4. Ngabe abesifazane
abasendabeni basebenza
misebenzi mini?
5. Kuyenzeka yini bazithole
bengaphansi kwabesilisa
ngokwamandla okuphatha
nokuthatha izinqumo noma
cha?
6. Bayakhuluma ngamalungelo
abo noma cha? Ngabe
banezindlela abazizamayo
10
zokuphuma engcindezelweni
noma cha?
7. Abalingiswa besifazane
bazichaza kanjani bona uqobo?
Ubulili babo babubona kanjani
uma beziqhathanisa nabesilisa?
Ngabe bakhombisa ukuphuma
emikhaleni yokuzichaza
ngezindlela ezaziwa ngokuthi
ziyingcindezelo eza nemithetho
evuna abesilisa? Ngaphandle
kokuba ngomama bezingane
namakhosikazi emizi, bachazwa
kuthiweni?
8. Injani indlela yokukhulisa
abantwana bobulili
obahlukahlukene?
11

More Related Content

What's hot

What's hot (20)

Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)Izinkondlo1(1)
Izinkondlo1(1)
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Incwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptxIncwadi Yobungani.pptx
Incwadi Yobungani.pptx
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
Umlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zuluUmlando wemibhalo yesi zulu
Umlando wemibhalo yesi zulu
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibekoNDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
NDEBELE POEMS - Inkondlo zikasibeko
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhayaUlimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
Ulimi lwesizulu ulimi lwasekhaya
 
Imbongi zika zulu
Imbongi zika zuluImbongi zika zulu
Imbongi zika zulu
 
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
409581744-MTSHALI-BONGUMENZI.pdf
 
ukwakheka kolimi
ukwakheka kolimiukwakheka kolimi
ukwakheka kolimi
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 

Similar to Ngefeminizimu (1)

Feminist Philosophy Powerpoint
Feminist Philosophy PowerpointFeminist Philosophy Powerpoint
Feminist Philosophy Powerpoint
ARH_Miller
 
Sex & genderrevised333
Sex & genderrevised333Sex & genderrevised333
Sex & genderrevised333
Seth Allen
 
Feminist gerontology
Feminist gerontologyFeminist gerontology
Feminist gerontology
Wenxuan Huang
 
Gender and middle class values
Gender and middle class valuesGender and middle class values
Gender and middle class values
mdlaubac
 

Similar to Ngefeminizimu (1) (20)

Ngefeminizimu (1)
Ngefeminizimu (1)Ngefeminizimu (1)
Ngefeminizimu (1)
 
Feminist Philosophy Powerpoint
Feminist Philosophy PowerpointFeminist Philosophy Powerpoint
Feminist Philosophy Powerpoint
 
Patriarchy in Society
Patriarchy in SocietyPatriarchy in Society
Patriarchy in Society
 
3 PATRIARCHY PPT.pdf
3 PATRIARCHY PPT.pdf3 PATRIARCHY PPT.pdf
3 PATRIARCHY PPT.pdf
 
The Non-Speaking Attitude of Women Throughout History
The Non-Speaking Attitude of Women Throughout HistoryThe Non-Speaking Attitude of Women Throughout History
The Non-Speaking Attitude of Women Throughout History
 
Gender and Socialization
Gender and SocializationGender and Socialization
Gender and Socialization
 
Gender roles in society
Gender roles in societyGender roles in society
Gender roles in society
 
2
22
2
 
Sex & genderrevised333
Sex & genderrevised333Sex & genderrevised333
Sex & genderrevised333
 
Chapter 9.pptx
Chapter 9.pptxChapter 9.pptx
Chapter 9.pptx
 
Gender and sexuality
Gender and sexualityGender and sexuality
Gender and sexuality
 
Women in Shi'ism: A Literature Review
Women in Shi'ism: A Literature ReviewWomen in Shi'ism: A Literature Review
Women in Shi'ism: A Literature Review
 
Philosophy 100 Chapter 3
Philosophy 100 Chapter 3Philosophy 100 Chapter 3
Philosophy 100 Chapter 3
 
Representation of gender in ‘Things Fall Apart'
Representation of gender in ‘Things Fall Apart'Representation of gender in ‘Things Fall Apart'
Representation of gender in ‘Things Fall Apart'
 
Newcastle esrc seminar slides
Newcastle esrc seminar slidesNewcastle esrc seminar slides
Newcastle esrc seminar slides
 
Feminist gerontology
Feminist gerontologyFeminist gerontology
Feminist gerontology
 
A Discursive Essay.pdf
A Discursive Essay.pdfA Discursive Essay.pdf
A Discursive Essay.pdf
 
October 7
October 7October 7
October 7
 
Gender and middle class values
Gender and middle class valuesGender and middle class values
Gender and middle class values
 
Feminist Approach.pptx
Feminist Approach.pptxFeminist Approach.pptx
Feminist Approach.pptx
 

Recently uploaded

1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
QucHHunhnh
 
Spellings Wk 3 English CAPS CARES Please Practise
Spellings Wk 3 English CAPS CARES Please PractiseSpellings Wk 3 English CAPS CARES Please Practise
Spellings Wk 3 English CAPS CARES Please Practise
AnaAcapella
 
Activity 01 - Artificial Culture (1).pdf
Activity 01 - Artificial Culture (1).pdfActivity 01 - Artificial Culture (1).pdf
Activity 01 - Artificial Culture (1).pdf
ciinovamais
 
1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi 6.pdf
1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi  6.pdf1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi  6.pdf
1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi 6.pdf
QucHHunhnh
 
Russian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in Delhi
Russian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in DelhiRussian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in Delhi
Russian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in Delhi
kauryashika82
 

Recently uploaded (20)

Spatium Project Simulation student brief
Spatium Project Simulation student briefSpatium Project Simulation student brief
Spatium Project Simulation student brief
 
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf1029 -  Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
1029 - Danh muc Sach Giao Khoa 10 . pdf
 
Mixin Classes in Odoo 17 How to Extend Models Using Mixin Classes
Mixin Classes in Odoo 17  How to Extend Models Using Mixin ClassesMixin Classes in Odoo 17  How to Extend Models Using Mixin Classes
Mixin Classes in Odoo 17 How to Extend Models Using Mixin Classes
 
How to Give a Domain for a Field in Odoo 17
How to Give a Domain for a Field in Odoo 17How to Give a Domain for a Field in Odoo 17
How to Give a Domain for a Field in Odoo 17
 
Magic bus Group work1and 2 (Team 3).pptx
Magic bus Group work1and 2 (Team 3).pptxMagic bus Group work1and 2 (Team 3).pptx
Magic bus Group work1and 2 (Team 3).pptx
 
Asian American Pacific Islander Month DDSD 2024.pptx
Asian American Pacific Islander Month DDSD 2024.pptxAsian American Pacific Islander Month DDSD 2024.pptx
Asian American Pacific Islander Month DDSD 2024.pptx
 
ICT role in 21st century education and it's challenges.
ICT role in 21st century education and it's challenges.ICT role in 21st century education and it's challenges.
ICT role in 21st century education and it's challenges.
 
Spellings Wk 3 English CAPS CARES Please Practise
Spellings Wk 3 English CAPS CARES Please PractiseSpellings Wk 3 English CAPS CARES Please Practise
Spellings Wk 3 English CAPS CARES Please Practise
 
Activity 01 - Artificial Culture (1).pdf
Activity 01 - Artificial Culture (1).pdfActivity 01 - Artificial Culture (1).pdf
Activity 01 - Artificial Culture (1).pdf
 
Making communications land - Are they received and understood as intended? we...
Making communications land - Are they received and understood as intended? we...Making communications land - Are they received and understood as intended? we...
Making communications land - Are they received and understood as intended? we...
 
1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi 6.pdf
1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi  6.pdf1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi  6.pdf
1029-Danh muc Sach Giao Khoa khoi 6.pdf
 
ComPTIA Overview | Comptia Security+ Book SY0-701
ComPTIA Overview | Comptia Security+ Book SY0-701ComPTIA Overview | Comptia Security+ Book SY0-701
ComPTIA Overview | Comptia Security+ Book SY0-701
 
Explore beautiful and ugly buildings. Mathematics helps us create beautiful d...
Explore beautiful and ugly buildings. Mathematics helps us create beautiful d...Explore beautiful and ugly buildings. Mathematics helps us create beautiful d...
Explore beautiful and ugly buildings. Mathematics helps us create beautiful d...
 
Understanding Accommodations and Modifications
Understanding  Accommodations and ModificationsUnderstanding  Accommodations and Modifications
Understanding Accommodations and Modifications
 
Grant Readiness 101 TechSoup and Remy Consulting
Grant Readiness 101 TechSoup and Remy ConsultingGrant Readiness 101 TechSoup and Remy Consulting
Grant Readiness 101 TechSoup and Remy Consulting
 
Russian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in Delhi
Russian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in DelhiRussian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in Delhi
Russian Escort Service in Delhi 11k Hotel Foreigner Russian Call Girls in Delhi
 
How to Create and Manage Wizard in Odoo 17
How to Create and Manage Wizard in Odoo 17How to Create and Manage Wizard in Odoo 17
How to Create and Manage Wizard in Odoo 17
 
Unit-IV; Professional Sales Representative (PSR).pptx
Unit-IV; Professional Sales Representative (PSR).pptxUnit-IV; Professional Sales Representative (PSR).pptx
Unit-IV; Professional Sales Representative (PSR).pptx
 
Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024
Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024
Mehran University Newsletter Vol-X, Issue-I, 2024
 
PROCESS RECORDING FORMAT.docx
PROCESS      RECORDING        FORMAT.docxPROCESS      RECORDING        FORMAT.docx
PROCESS RECORDING FORMAT.docx
 

Ngefeminizimu (1)

  • 1. ngefeminizimu1-170901120337.doc I-FEMINIZIMU EMIBHALWENI (FEMINISM IN LITERATURE) • Iyini ifeminizimu? Lona wumbutho okhuluma/oqhakambisa ukulingana phakathi kwabantu besilisa nabesifazane. Le thiyori ivamise ukudingidwa kabanzi eSifundweni Sokuhlalisana kwabantu (Sociology). Ngokwemibhalo singathi lena yithiyori ebheka ukuvezwa kwabantu besifazane nezimpilo zabo emibhalweni uma beqhathaniswa nabesilisa. Ifeminizimu iqophisana / imelelene nokungalingani kwabantu 1
  • 2. emphakathini okusekelwe phezu kobulili babo. • Izinkulumo zokucwasana ngokobulili ziyinto endala njengesintu uqobo. U-Aristotle (284BC – 322BC) oyinzululwazi (philosopher) uthi: “The female is female by virtue of a certain lack of qualities.” [Owesifazane ungowesifazane ngoba kukhona okuthile okuyizimpawu angenakho noma okushodayo ngaye.] USt. Thomas Aquinas yena uthi: woman is an “imperfect man” [Owesifazane ungumuntu ongaphelelisiwe noma 2
  • 3. onamaphutha ekwakhiweni kwakhe.] • Abesifazane bayizingane (nangesiLungu: baby), bathathwa njengabangenamandla • U-Pisan nongowesifazane uma ebhala ngeminyaka yawo-1405, uthi uMdali wadala owesilisa nowesifazane ukuthi balingane • UMary Wollstonecraft (1792) waba ngowokuqala ukuzwakalisa ukucindezeleka kwabantu besifazane emiphakathini. Isimo somuntu wesifazane emphakathini usifanisa nomlando wezigqila noma ubugqila emhlabeni (slave 3
  • 4. trade/slavery). Owesifazane ungaphansi kowesilisa futhi uyamnakekela njengoba nezigqila zazinomsebenzi wokunakekela abanikazi bazo. • UVirgina Woolf: Indlela eyisikompilo elawulwa ngabantu besilisa emiphakathini noma eqhakambisa ubukhulu babantu besilisa (patriarchy), ivimba abesifazane ukuthi bakwazi ukubonisa amakhono abo kanye nalokho abakwazi ukukwenza. • Kukhona abanye abalobi besifazane abathi: “A woman’s condition is a nervous condition” (Ungafunda incwadi kaTsitsi 4
  • 5. Dangarembga waseZimbabwe ethi, Nervous Conditions, 1988; kanye nocwaningo luka-Florence Stratton oluthi, Contemporary African Literature and the Politics of Gender, 1994) • Abanye baphinde bagxeke ukuphatheka kwabantu besifazane emphakathini ngendlela engafani neyabesilisa njengento enomsuka ekuhlelekeni kwenkolo: Uma sithandaza noma sikhuluma sithi, “Baba wethu oseZulwini… noma “Egameni likayise, eleNdodana nelikaMoya ongcwele”. Kungani singenaye umama waseZulwini kanye nendodakazi? Kuthiwa 5
  • 6. uNkulunkulu, ubaba, nguyena owadala umuntu. Emhlabeni sazi ukuthi owesifazane noma ngumame okwazi ukuletha umntwana emahlabeni; ngokubheka lokho nje akufanele ngabe uNkulunkulu ungowesifazane? • Ukuze owesifazane akhombise amandla akhe nokucabanga okuletha uguquko emphakathini kuswelekile enze okungaphandle kwemisebenzi okwaziwa ukuthi ingeyabesimame. • Amaqiniso ababayo: Abesifazane kuthiwa bangabasizi kodwa emakhaya imisebenzi eminingi 6
  • 7. yenziwa yibo abesilisa bengenzi lutho; Amadoda kuthiwa yiwona ayizinhloko zamakhaya kodwa umsebenzi omningi wasekhaya njengokupheka, ukuhlanza indlu, ukuwasha, ukukhulisa izingane, kanye nokuqinisekisa ukuthi umndeni awulali ngamanzi (lokhu kuyiqiniso emizini eminingi eNingizimu Afrika) kwenziwa ngabantu besifazane. Mingaki imizi ephilayo ephethwe ngabafazi ngoba amadoda ebhungukile, engasebenzi, engazimisele ngokufuna umsebenzi noma elibele wutshwala? 7
  • 8. • Amanye amampunge ngawokuthi owesifazane akumele abe nolwazi oluningi ngoba luqeda inhlonipho. Akumele intombazane ifunde ngoba izohamba iyogana. • Imisebenzi eyaziwa ngokuthi ngeyabantu besifazane ifaka phakathi: ukupheka, ukuwasha, ukuhlanza indlu, ukuthunga, ubunesi, ububhalane • Imisebenzi ababengavunyelwe ukuyenza noma ukuyifundela uma kwenzekile bafunda: ubunjiniyela, ubuphoyisa, ipolitiki, ukwakha, njll. • Ifeminizimu imayelana nokuthi abesifazane bangakwazi ukwenza 8
  • 9. izinto ezenziwa ngabesilisa futhi ngesinye isikhathi babedlule labo besilisa ekwenzeni leyo misebenzi (Dr Nkosazana Dlamini-Zuma, Adv. Thuli Madonsela, nokungosopolitiki (mhlawumbe kufanele sithi: onopolitiki) abanegalelo elikhulu ezweni lakithi ukwedlula iningi labalingani babo besilisa.) • Ezincwadini uma ufuna ukuthola mayelana nokulingana kanye nokungalingani kobulili kumele uzibuze le mibuzo: 1. Ngabe indaba yonke imayelana nomlingiswa wesifazane? 9
  • 10. 2. Ngabe abalingiswa besifazane bakhombisa ukuzimela noma bancike kwabesilisa? 3. Ngabe umbhali ugqugquzela abesifazane ukuthi bazimele uma benza izinto? 4. Ngabe abesifazane abasendabeni basebenza misebenzi mini? 5. Kuyenzeka yini bazithole bengaphansi kwabesilisa ngokwamandla okuphatha nokuthatha izinqumo noma cha? 6. Bayakhuluma ngamalungelo abo noma cha? Ngabe banezindlela abazizamayo 10
  • 11. zokuphuma engcindezelweni noma cha? 7. Abalingiswa besifazane bazichaza kanjani bona uqobo? Ubulili babo babubona kanjani uma beziqhathanisa nabesilisa? Ngabe bakhombisa ukuphuma emikhaleni yokuzichaza ngezindlela ezaziwa ngokuthi ziyingcindezelo eza nemithetho evuna abesilisa? Ngaphandle kokuba ngomama bezingane namakhosikazi emizi, bachazwa kuthiweni? 8. Injani indlela yokukhulisa abantwana bobulili obahlukahlukene? 11