SlideShare a Scribd company logo
1 of 5
Imiphumela yokufunda:
Emva kokuqeda lesi fundo kufanele ukwazi:
 Zonke izinhlobo zezinganekwane.
 Ukuhlukanisa izinganekwane ngezinhlobo zazo.
 Isakhiwo sezinganekwane ngokuhluka kwezinhlobo zazo.
 Ukuqhathanisa izinganekwane ezinezinhlobo ezihlukile.
2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 1
1.1.1 Inganeko
 Inganekwane echaza imvelaphi yezinto (aetiological tales).
 Izimpawu zezinganeko azihlukile kakhulu kulezo zezinye
izindaba.
 Izinganeko zigqame ngabalingiswa abayizilwane nenjongo
yokuchaza izehlakalo zemvelo ngendlela ehlekisayo.
 Ezinye zezibonelo ngokuchazwa izinganeko:
Ukuthi ukufa kwafika kanjani emhlabeni
Kungani imbila ingenamsila
Imvelaphi yezimfene
2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 2
1.1.2 Umzekeliso
 EsiZulwini ayitholakali kahle imizekeliso, uma sesihlwanyisisa
singakhuluma ngemizekeliso-zinganekwane.
 Yize imizekeliso inomsuka womlando, imininingwane
yomlando akudingekile ukuthi ibe yiqiniso.
 Isibonelo:
Abanye bathatha indaba kaMpeza/ uNongalaza njengomzekeliso,
yokuthi wasindiswa kanjani igwababa ngesikhathi limxwayisa
ukuthi akaphume aphele emzini wakhe ngoba wayezohlaselwa
uShaka.
2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 3
1.1.3 Inganekwane yezilwane
 Abalingiswa kulezi zindaba izilwane.
 Injongo yazo enkulu ukuthokozisa.
1.1.4 Inganekwane yenkwici
 EsiZulwini inganekwane yenkwici kujwayeleke ukuthi kube
ileyo kachakijane.
 Izindaba ezimbalwa zingahlanganiswa ukwenza umjikelezo.
 Izenzo zobuqili zigcwele kulezi zindaba kanti futhi
zisetshenziselwa ukuthokozisa njengoba kaningi izifundo
ezinhle zidicelelwa phansi kuzo.
2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 4
1.1.5 Inganekwane
 Kulezi zindaba sithola abantu nezilwane njengabalingiswa,
kanye namazimu.
 Zenzelwe ukufundisa nokujabulisa.
Umsebenzi wasekilasini - omfishane, ikhasi 108, 16-08-18.
2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 5

More Related Content

What's hot

What's hot (20)

Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Isizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhayaIsizulu ulimi lwasekhaya
Isizulu ulimi lwasekhaya
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisaIzinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
Izinguquko zemisindo uma silwangisa, singwaqazisa nalapho sinkankazisa
 
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISMUKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
 
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizuluEminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
Eminye yemizamo eyenziwayo ukuthuthukisa ulimi lwesizulu
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Ubuciko bomlomo
Ubuciko bomlomoUbuciko bomlomo
Ubuciko bomlomo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Imikhakha
ImikhakhaImikhakha
Imikhakha
 
Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)Izindlela zesenzo (2)
Izindlela zesenzo (2)
 
ubuciko komlomo
ubuciko komlomoubuciko komlomo
ubuciko komlomo
 
Ezinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindoEzinye izinguquko zemisindo
Ezinye izinguquko zemisindo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
Isakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlaloIsakhiwo somdlalo
Isakhiwo somdlalo
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 

Izinhlobo zezinganekwane

  • 1. Imiphumela yokufunda: Emva kokuqeda lesi fundo kufanele ukwazi:  Zonke izinhlobo zezinganekwane.  Ukuhlukanisa izinganekwane ngezinhlobo zazo.  Isakhiwo sezinganekwane ngokuhluka kwezinhlobo zazo.  Ukuqhathanisa izinganekwane ezinezinhlobo ezihlukile. 2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 1
  • 2. 1.1.1 Inganeko  Inganekwane echaza imvelaphi yezinto (aetiological tales).  Izimpawu zezinganeko azihlukile kakhulu kulezo zezinye izindaba.  Izinganeko zigqame ngabalingiswa abayizilwane nenjongo yokuchaza izehlakalo zemvelo ngendlela ehlekisayo.  Ezinye zezibonelo ngokuchazwa izinganeko: Ukuthi ukufa kwafika kanjani emhlabeni Kungani imbila ingenamsila Imvelaphi yezimfene 2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 2
  • 3. 1.1.2 Umzekeliso  EsiZulwini ayitholakali kahle imizekeliso, uma sesihlwanyisisa singakhuluma ngemizekeliso-zinganekwane.  Yize imizekeliso inomsuka womlando, imininingwane yomlando akudingekile ukuthi ibe yiqiniso.  Isibonelo: Abanye bathatha indaba kaMpeza/ uNongalaza njengomzekeliso, yokuthi wasindiswa kanjani igwababa ngesikhathi limxwayisa ukuthi akaphume aphele emzini wakhe ngoba wayezohlaselwa uShaka. 2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 3
  • 4. 1.1.3 Inganekwane yezilwane  Abalingiswa kulezi zindaba izilwane.  Injongo yazo enkulu ukuthokozisa. 1.1.4 Inganekwane yenkwici  EsiZulwini inganekwane yenkwici kujwayeleke ukuthi kube ileyo kachakijane.  Izindaba ezimbalwa zingahlanganiswa ukwenza umjikelezo.  Izenzo zobuqili zigcwele kulezi zindaba kanti futhi zisetshenziselwa ukuthokozisa njengoba kaningi izifundo ezinhle zidicelelwa phansi kuzo. 2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 4
  • 5. 1.1.5 Inganekwane  Kulezi zindaba sithola abantu nezilwane njengabalingiswa, kanye namazimu.  Zenzelwe ukufundisa nokujabulisa. Umsebenzi wasekilasini - omfishane, ikhasi 108, 16-08-18. 2018/08/16IZINHLOBO ZEZINGANEKWANE 5