Namukelekile ekilasini lesiZulu
Ibanga le-11.
Abafundi abalalele ngokuqondisisa,bafunde kulokho
abazokubona.
2
• [https://www.youtube.com/
watch?v=m6DlQKeue0A].
Engabe ubone kwenzakalani kule vidiyo ekade
uwubuka?
3
4
IYINI IKHATHUNI?
• Ikhathuni iyuhlobo lobuciko
obubukwayo, obusebenzisa
imdwebo,imbhalo kanye
nezithombe ukuxoxa
indaba,ukufundisa, ukudlulisa
umyalezo noma ukuhlekisa nje
kuphela
5
Iyini inhloso yekhathuni?
• Isebenzisa abalingiswa.
• Umsebenzi wekhathuni ukufundisa, ukwazisa,
ukuhlekisa, ukwethula amaqiniso ngendlela enoteku
kanye
nokubhuqa.
• Umdwebo kuvamise ukuthi ube owodwa noma
ngaphezulu.
• Ibeka umbono noma ngani okusematheni
ezindabeni.
• Iveza ubuthaka bomuntu, abantu abathile noma
umphakathi.
• Ingaba nesithombe kuphela noma isithombe
sihambisane nombhalo.
• Imidwebo iba yihaba okungaba ikhala noma
amehlo amakhulu.
• Iyabhinqa noma ukulingisa ngokubhuqa.
• Uma kuyikhathuni yepolitiki / yosaziwayo /
yomdlali odumile inhloso ukwehlisa isithunzi sakhe.
6
Okumele kuqashelwe kumakhathuni.
 Umdwebo / Imidwebo iba
sebhokisini.
 Izinhlamvu zokubhala
ezincane zisetshenziselwa
ukungcizelela okuthile.
 Inkulumo iba phakathi
kwezibiyelo.
 Kungaba nesihlokwana
ezihambisana nomdwebo.
 Ifundisa ngemifanekiso-
zithombe.
 Inkulumo-mpendulwano
yethula imizwa nemicabango
yomlobi
7
Izimpawu ezitholakala kwi khathuni.
IBHALUNI ELINOLAYINI OGCWELE (SOLID)
LIMELE INKULUMO EJWAYELEKILE.
IBHALUNI ELINOLAYINI ONAMADOTHI
(DOTTED)
 LIMELE UKUHLEBA / UKUHEBEZA.
8
IBHALUNI ELINOLAYINI ODLAVUKILE /
OCIJILE (JAGGED)
LIMELE UKUMEMEZA.
IBHALUNI ELIFANA NAMAFU.
 LIMELE IMCABANGO.
9
NAKHU OKUSEMQOKA NGOKUHUMUSHA IKHATHUNI.
• Bheka abalingiswa kanye nesizinda.
• Izimpawu ezinjenge gilobhu likagesi likhomba umbono ophusile, ifulegi noma
ibheji likhomba ezombusazwe.
• Abalingiswa bavezwe ngendlela eyejwayelekile noma bayihaba?
• Bheka isimo sobuso sabalingiswa, isimo somzimba sinabudlelwano buni
nomlingiswa?
• Ukunyakaza komzimba kwabalingiswa, okwethulwa ngemifanekiso-zithombe, isimo
sobuso kanye nezimpawu.
• Bheka isizinda.
• Ngabe ikhathuni ikhuluma ngamaqiniso noma umzekeliso?
10
UMSEBENZI WASEKILASINI
• Abafundi balindeleke ukuthi
bahumushe amakhathuni
abazowathola
ekilasini.Balindeleke ukuthi
baphedule yonke imbuzo
ngendlela abafundiswe ngayo
ukuhumusha ikhathuni.
• Lo msebenzi wasekilasini
uzothatha imizuzu eyi-15 kuya
kungama-20.

IKHATHUNI 12 August lesson presentation.pptx

  • 1.
  • 2.
    Abafundi abalalele ngokuqondisisa,bafundekulokho abazokubona. 2 • [https://www.youtube.com/ watch?v=m6DlQKeue0A].
  • 3.
    Engabe ubone kwenzakalanikule vidiyo ekade uwubuka? 3
  • 4.
    4 IYINI IKHATHUNI? • Ikhathuniiyuhlobo lobuciko obubukwayo, obusebenzisa imdwebo,imbhalo kanye nezithombe ukuxoxa indaba,ukufundisa, ukudlulisa umyalezo noma ukuhlekisa nje kuphela
  • 5.
    5 Iyini inhloso yekhathuni? •Isebenzisa abalingiswa. • Umsebenzi wekhathuni ukufundisa, ukwazisa, ukuhlekisa, ukwethula amaqiniso ngendlela enoteku kanye nokubhuqa. • Umdwebo kuvamise ukuthi ube owodwa noma ngaphezulu. • Ibeka umbono noma ngani okusematheni ezindabeni. • Iveza ubuthaka bomuntu, abantu abathile noma umphakathi. • Ingaba nesithombe kuphela noma isithombe sihambisane nombhalo. • Imidwebo iba yihaba okungaba ikhala noma amehlo amakhulu. • Iyabhinqa noma ukulingisa ngokubhuqa. • Uma kuyikhathuni yepolitiki / yosaziwayo / yomdlali odumile inhloso ukwehlisa isithunzi sakhe.
  • 6.
    6 Okumele kuqashelwe kumakhathuni. Umdwebo / Imidwebo iba sebhokisini.  Izinhlamvu zokubhala ezincane zisetshenziselwa ukungcizelela okuthile.  Inkulumo iba phakathi kwezibiyelo.  Kungaba nesihlokwana ezihambisana nomdwebo.  Ifundisa ngemifanekiso- zithombe.  Inkulumo-mpendulwano yethula imizwa nemicabango yomlobi
  • 7.
    7 Izimpawu ezitholakala kwikhathuni. IBHALUNI ELINOLAYINI OGCWELE (SOLID) LIMELE INKULUMO EJWAYELEKILE. IBHALUNI ELINOLAYINI ONAMADOTHI (DOTTED)  LIMELE UKUHLEBA / UKUHEBEZA.
  • 8.
    8 IBHALUNI ELINOLAYINI ODLAVUKILE/ OCIJILE (JAGGED) LIMELE UKUMEMEZA. IBHALUNI ELIFANA NAMAFU.  LIMELE IMCABANGO.
  • 9.
    9 NAKHU OKUSEMQOKA NGOKUHUMUSHAIKHATHUNI. • Bheka abalingiswa kanye nesizinda. • Izimpawu ezinjenge gilobhu likagesi likhomba umbono ophusile, ifulegi noma ibheji likhomba ezombusazwe. • Abalingiswa bavezwe ngendlela eyejwayelekile noma bayihaba? • Bheka isimo sobuso sabalingiswa, isimo somzimba sinabudlelwano buni nomlingiswa? • Ukunyakaza komzimba kwabalingiswa, okwethulwa ngemifanekiso-zithombe, isimo sobuso kanye nezimpawu. • Bheka isizinda. • Ngabe ikhathuni ikhuluma ngamaqiniso noma umzekeliso?
  • 10.
    10 UMSEBENZI WASEKILASINI • Abafundibalindeleke ukuthi bahumushe amakhathuni abazowathola ekilasini.Balindeleke ukuthi baphedule yonke imbuzo ngendlela abafundiswe ngayo ukuhumusha ikhathuni. • Lo msebenzi wasekilasini uzothatha imizuzu eyi-15 kuya kungama-20.