Uma onkamisa abaphezulu [i, u] belandela
uhlamvu olunonkamisa [e, o], laba onkamisa
abaphansi bayenyuka babizeke phezulu
1
 Uma unkamisa /i/ elandela u-/o/ no-/a/ kulezi zindawo:
- Esijobelelweni sikandaweni:
inkonzo > enkonzwéni; emfula > emfuléni
- Empambosini yokwenzisa:
thetha > théthisa, bona > bónisa
- Esiqwini esiphelele esinesijobelelo /-ile/:
bona> bónile; hlala > hlálile
- Kumabizomuntu asuselwe ezenzweni: thenga > umthéngi;
ondla > umóndli
- Unkamisa wokugcina ezabizwaneni zokukhomba eduze:
léli; lési; lólu; lézi; lókhu; lóbu
2
 Ukungwaqazisa kwenzeka uma onkamisa
belandelana egameni:
uku+akha > ukwakha;
uku+azi > ukwazi;
i+aphula > ihhabhula;
esango+ini > esangweni,
enkonzo+ini > enkonzweni
3
 La magama kuthiwa angophimbohluka ngoba
kwehluka iphimbo lapho siwaphimisa.
 Incazelo yala magama iyehlukana ngenxa
yokwehluka kwephimbo
Umfundisi: úḿfúndìsì (umholi wezenkolo)
úḿfúndísì – uthisha
úgógó – umama kamama
úgògò – umuntu omude
úthì – uma umuntu esho
úthí – lokuvungula
4
 Sithe ukwehlukana kwephimbo emagameni
kuletha incazelo engafani. Lokhu kusitshela
ukuthi uma sikhuluma ngesifundo sezincazelo
namagama angophimbohluka
singawasebenzisa. Ngamanye amazwi
ophimbohluka basikhombisa ukuxhumana
phakathi kweFonoloji kanye neSemanthiksi.
5

Ezinye izinguquko zemisindo

  • 1.
    Uma onkamisa abaphezulu[i, u] belandela uhlamvu olunonkamisa [e, o], laba onkamisa abaphansi bayenyuka babizeke phezulu 1
  • 2.
     Uma unkamisa/i/ elandela u-/o/ no-/a/ kulezi zindawo: - Esijobelelweni sikandaweni: inkonzo > enkonzwéni; emfula > emfuléni - Empambosini yokwenzisa: thetha > théthisa, bona > bónisa - Esiqwini esiphelele esinesijobelelo /-ile/: bona> bónile; hlala > hlálile - Kumabizomuntu asuselwe ezenzweni: thenga > umthéngi; ondla > umóndli - Unkamisa wokugcina ezabizwaneni zokukhomba eduze: léli; lési; lólu; lézi; lókhu; lóbu 2
  • 3.
     Ukungwaqazisa kwenzekauma onkamisa belandelana egameni: uku+akha > ukwakha; uku+azi > ukwazi; i+aphula > ihhabhula; esango+ini > esangweni, enkonzo+ini > enkonzweni 3
  • 4.
     La magamakuthiwa angophimbohluka ngoba kwehluka iphimbo lapho siwaphimisa.  Incazelo yala magama iyehlukana ngenxa yokwehluka kwephimbo Umfundisi: úḿfúndìsì (umholi wezenkolo) úḿfúndísì – uthisha úgógó – umama kamama úgògò – umuntu omude úthì – uma umuntu esho úthí – lokuvungula 4
  • 5.
     Sithe ukwehlukanakwephimbo emagameni kuletha incazelo engafani. Lokhu kusitshela ukuthi uma sikhuluma ngesifundo sezincazelo namagama angophimbohluka singawasebenzisa. Ngamanye amazwi ophimbohluka basikhombisa ukuxhumana phakathi kweFonoloji kanye neSemanthiksi. 5