Ukuhlelwa kwamagama
Impokophelo
Ngemuva kwalesi sifundo kulindeleke ukuthi bazi lokhu:
• Ukuhlela amagama ngokwendlela kaVan Wyk
• Kumele abafundi bakwazi ukuhlukanisa amagama ngokwezingcezu
zawo.
• Kumele bakwazi ukubheka indlela amagama asebenza ngayo
emshweni.
Amagama
• Igama yingxenye noma yisakhiwo esithile esibenza nesinye kumbe
nezinye ukwakha igama eliphelele.
• Amagama ahlukene ngezindlela ezihlukene, lokho kudalwa
wumqondo osuke ewuqukethe kanye nesakhiwo sakhona.
Amagama
• Igama yindlela esetshenziswayo ukuqamba izinto ezithile. Igama
kufanele linikeze umqondo, noma lihlukaniseke ngokwezakhi
ezithile, eziletha umqondo egameni ngokubanzi/eliphelele.
• Ngokwabacwaningi igama lithathwa njengegama uma likwazi
ukucutshungulwa kusetshenziswa imikhakha emine yolimi.
Amagama
• UVan Wyk amagama uwahlukanisa kanjena:
• Ibizo (noun): imbuzi, itshali, incwadi
• Isabizwana (pronoun): yona, lona, yona
• Isandiso (adverb): kabi, emini, kude
• Isenzo (verb): hleka, phuza, shesha
• Isibabazo (interjection): Mameshane! Hawu! Habe!
• Isenzukuthi (ideophone): ngqi, shwi, bhalakaxa
• Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezo, ngulowo, yilaba
• Igama elingakwazi ukuzimela (particle word)
• Na, nga, yi, li
Amagama
• Amagama angenhla akhombisa indlela yokuhlukanisa amagama
ngokononina. Lokhu kuchaza ukuthi indlela ahlonzwe ngayo
kusetshenziswe imikhakha yolimi. Isibonelo onke amagama aziwa
ngokuthi ngamabizo, asebenzisa indlela eyodwa uma ehlukaniswa
ngokwemofoloji.
Amagama
• Imofoloji yebizo ithi, ibizo lakhiwa yisiqalo nesiqu. Onke amabizo anelizi
zakhi.
• Umuntu = umu+ntu
• Isitsha= isi+tsha
• Inja= in+ja
• Kuyenzeka ke ibizo lifake izijobelelo. Lokhu kushintsha umqondo
wegama. Isibonelo
• Umuntu+ana= umntwana
• Isithembu+ana=isithenjana
• Umfo+kazi=umfokazi
Amagama
• Nesabizwana naso sihlukaniseka ngendlela efanayo. Umehluko
kuba ukuthi hlobo luni lwesabizwana olwakhiwayo. Isibonelo
isabizwana soqobo sisebenzisa isivumelwano esebizo bese
sihlanganiswa nonkamisa u-o kujotshelelwe u-na. kanti isabizwana
sokubala sihlanganisa isakhi ula kanye nesivumelwano sebizo.
Izibonelo
• U+e+na= yena/wena
• Ba+o+na=bona
• li+o+na= lona
Amagama
• Amagama angakwazi ukuzimela atholakala esiZulwini yilawa:
• U-na oyisakhi sokuhlobanisa/igama elingakwazi ukuzimela elikhomba
ukuhlobanisa
• Nginamahloni.
• Kuneqatha elilodwa elisele ebhodweni.
• Izakhi zesifaniso/zokuqhathanisa:
• BangangoZulu eya eMakheni.
• Liqine njengetshe ikhanda lakhe.
• Bamlahlise okwenyongo yenyathi.
Amagama
• Isakhi esikhombisa ukuthi into yenziwa ngani:
• Ushaya ingede ngoju.
• Inkomo ihlatshwe ngommese.
• Isakhi esikhomba ubunikazi/ubumnini
• Isango lenyuvesi
• Usuku lwakhe lokuzalwa.
Amagama
• Isakhi sikandaweni
• Kwaninalume eDududu
• Ngisaya kubaba.
• Isakhi/igama elikhomba ukuyalela (hortative)
• Ake niyeke umsindo
• Ake sithi shelele.
• Isakhi sesibanjalo
• Uyinsizwa njalo.
• Kuyintonjana nakho bo!
• Bangabafana
Amagama
• UVan Wyk usebenzisa amazinga/imikhakha yokucwaningwa
kwezilimi ukuhlonza amagama: Ifonoloji (umkhakha ogxile
emisindweni), Imofoloji (umkhakha ogxile ekwakhiweni
kwamagama), Isemanthiksi (umkhakha ogxile ekulandelaneni
kwamagama/kwezakhi emshweni/egameni)
Amagama
• UVan Wyk uwehlukanisa kanjena amagama:
• Ibizo (noun): isitha, isitsha, umuntu
• Isabizwana (pronoun): sona, zona, yena
• Isandiso (adverb): kahle, ekuseni, kude
• Isenzo (verb): dlala, thela, thinta
• Isibabazo (interjection): halala! Hawu! Habe!
Amagama
• Isenzukuthi (ideophone): ngqi, khilikithi, mimiliti
• Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezi,
ngulowo, yilona
• Igama elingakwazi ukuzimela (particle word)
• Uma izinyawo zinkulu bayaphela osayizi. / Uma izinyawo ziba
nkulu bayaphela osayizi
• Uma umkhulu kakhulu izifo zisheshe zikungene. / Uma uba mkhulu
kakhulu izifo zisheshe zikungene. [This occurs mainly with the
verb be]
Amagama
• Izibonelo zamagama angakwazi ukuzimela: yinja; nginamahloni,
njenga-, nganga-, okwa-
• ngokukaVan Wyk isibanjalo, isiphawulo, isibaluli, inani kanye
nongumnini akuwona amagama kodwa yiqoqo lamagama.
• Okuphawulekayo uVan Wyk ubuye afake isibanjalo sokukhomba
kanje namagama angakwazi ukuzimela (particle words).
Amagama
• UVan Wyk uphinde athi amagama angasebenza ngalezi zindlela
ezine:
• Igama liyakwazi ukusuka endaweni ethile emshweni liye kwenye
indawo (transposability):
• Umfana udlala ibhola.
• Udlala ibhola umfana.
• Umfana ibhola uyalidlala.
• Ibhola umfana uyalidlala.
Amagama
• Separability: Igama liyehlukaniseka ngokufaka elinye phakathi
kwamagama.
• USipho uthanda imicimbi./ USipho yena uthanda imicimbi.
• UShabalala akasafuni ukudlalela iChiefs./ UShabalala impela
akasafuni ukudlalela iChiefs. / UShabalala akasafuni ngempela
ukudlalela iChiefs.
Amagama
• Replaceability: Ungakwazi ukufaka igama esikhundleni selinye
igama. (Isabizwana ngesinye sezibonelo sale ndlela yokuhlonza
amagama). Ake sibheke nazi ezinye:
• Uma amakhiwane emahle kakhulu asuke esebolile.
• Uma amakhiwane eba mahle kakhulu asuke esebolile.
Amagama
• Isolatability: Igama liyakwazi ukuzimela gelekeqe ngaphandle
kokuncika kwelinye. Nasi isibonelo:
• Ubaba ubehlabeni ngempelasonto? Inkukhu.
• Umama uyephi? Esontweni.
Amagama
• Igama elaziwa njengebizo lingasebenza ngalezi zindlela emshweni:
• Njengomenzi/nhloko
Umama ukha Amanzi
Umfana udlala ibhola
Umzala ufunda incwadi
Amagama
Lingasebenza njengomenziwa
Umama ukha amanzi
Umfana udlala ibhola
Ingane idla ukudla
Lingasebenza njengondaweni:
Umama uye emsebenzini
Umfana usesontweni
Ugogo usemthonjeni
Amagama
Lingasebenza ukusekela igama elingakwazi ukuzimela:
• UBuhle uhambe nomama
• Umalume uye kumkhulu
• Isilo singangezwe laso
Amagama
• Usobizo uqukethe isabizwana
• Sona singasebenza ngalezi zindlela:
Singalandela ibizo:
Umama yena uhambile
Umalume yena ukhona
Abafundi bona bayabhala
Amagama
• Singandulela ibizo:
Yena umkhulu uyadla
Wona Amanzi awekho
Bona abebala bafikile
Amagama
• Singalandelana nezinye:
Ngifuna bona bodwa.
Bona bonke abekho
Sidlala nabo bodwa
Ngiyabonga!!!

Amagama Week 04.pdf

  • 1.
  • 2.
    Impokophelo Ngemuva kwalesi sifundokulindeleke ukuthi bazi lokhu: • Ukuhlela amagama ngokwendlela kaVan Wyk • Kumele abafundi bakwazi ukuhlukanisa amagama ngokwezingcezu zawo. • Kumele bakwazi ukubheka indlela amagama asebenza ngayo emshweni.
  • 3.
    Amagama • Igama yingxenyenoma yisakhiwo esithile esibenza nesinye kumbe nezinye ukwakha igama eliphelele. • Amagama ahlukene ngezindlela ezihlukene, lokho kudalwa wumqondo osuke ewuqukethe kanye nesakhiwo sakhona.
  • 4.
    Amagama • Igama yindlelaesetshenziswayo ukuqamba izinto ezithile. Igama kufanele linikeze umqondo, noma lihlukaniseke ngokwezakhi ezithile, eziletha umqondo egameni ngokubanzi/eliphelele. • Ngokwabacwaningi igama lithathwa njengegama uma likwazi ukucutshungulwa kusetshenziswa imikhakha emine yolimi.
  • 5.
    Amagama • UVan Wykamagama uwahlukanisa kanjena: • Ibizo (noun): imbuzi, itshali, incwadi • Isabizwana (pronoun): yona, lona, yona • Isandiso (adverb): kabi, emini, kude • Isenzo (verb): hleka, phuza, shesha • Isibabazo (interjection): Mameshane! Hawu! Habe! • Isenzukuthi (ideophone): ngqi, shwi, bhalakaxa • Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezo, ngulowo, yilaba • Igama elingakwazi ukuzimela (particle word) • Na, nga, yi, li
  • 6.
    Amagama • Amagama angenhlaakhombisa indlela yokuhlukanisa amagama ngokononina. Lokhu kuchaza ukuthi indlela ahlonzwe ngayo kusetshenziswe imikhakha yolimi. Isibonelo onke amagama aziwa ngokuthi ngamabizo, asebenzisa indlela eyodwa uma ehlukaniswa ngokwemofoloji.
  • 7.
    Amagama • Imofoloji yebizoithi, ibizo lakhiwa yisiqalo nesiqu. Onke amabizo anelizi zakhi. • Umuntu = umu+ntu • Isitsha= isi+tsha • Inja= in+ja • Kuyenzeka ke ibizo lifake izijobelelo. Lokhu kushintsha umqondo wegama. Isibonelo • Umuntu+ana= umntwana • Isithembu+ana=isithenjana • Umfo+kazi=umfokazi
  • 8.
    Amagama • Nesabizwana nasosihlukaniseka ngendlela efanayo. Umehluko kuba ukuthi hlobo luni lwesabizwana olwakhiwayo. Isibonelo isabizwana soqobo sisebenzisa isivumelwano esebizo bese sihlanganiswa nonkamisa u-o kujotshelelwe u-na. kanti isabizwana sokubala sihlanganisa isakhi ula kanye nesivumelwano sebizo. Izibonelo • U+e+na= yena/wena • Ba+o+na=bona • li+o+na= lona
  • 9.
    Amagama • Amagama angakwaziukuzimela atholakala esiZulwini yilawa: • U-na oyisakhi sokuhlobanisa/igama elingakwazi ukuzimela elikhomba ukuhlobanisa • Nginamahloni. • Kuneqatha elilodwa elisele ebhodweni. • Izakhi zesifaniso/zokuqhathanisa: • BangangoZulu eya eMakheni. • Liqine njengetshe ikhanda lakhe. • Bamlahlise okwenyongo yenyathi.
  • 10.
    Amagama • Isakhi esikhombisaukuthi into yenziwa ngani: • Ushaya ingede ngoju. • Inkomo ihlatshwe ngommese. • Isakhi esikhomba ubunikazi/ubumnini • Isango lenyuvesi • Usuku lwakhe lokuzalwa.
  • 11.
    Amagama • Isakhi sikandaweni •Kwaninalume eDududu • Ngisaya kubaba. • Isakhi/igama elikhomba ukuyalela (hortative) • Ake niyeke umsindo • Ake sithi shelele. • Isakhi sesibanjalo • Uyinsizwa njalo. • Kuyintonjana nakho bo! • Bangabafana
  • 12.
    Amagama • UVan Wykusebenzisa amazinga/imikhakha yokucwaningwa kwezilimi ukuhlonza amagama: Ifonoloji (umkhakha ogxile emisindweni), Imofoloji (umkhakha ogxile ekwakhiweni kwamagama), Isemanthiksi (umkhakha ogxile ekulandelaneni kwamagama/kwezakhi emshweni/egameni)
  • 13.
    Amagama • UVan Wykuwehlukanisa kanjena amagama: • Ibizo (noun): isitha, isitsha, umuntu • Isabizwana (pronoun): sona, zona, yena • Isandiso (adverb): kahle, ekuseni, kude • Isenzo (verb): dlala, thela, thinta • Isibabazo (interjection): halala! Hawu! Habe!
  • 14.
    Amagama • Isenzukuthi (ideophone):ngqi, khilikithi, mimiliti • Isibanjalo sokukhomba (copulative demonstrative): yilezi, ngulowo, yilona • Igama elingakwazi ukuzimela (particle word) • Uma izinyawo zinkulu bayaphela osayizi. / Uma izinyawo ziba nkulu bayaphela osayizi • Uma umkhulu kakhulu izifo zisheshe zikungene. / Uma uba mkhulu kakhulu izifo zisheshe zikungene. [This occurs mainly with the verb be]
  • 15.
    Amagama • Izibonelo zamagamaangakwazi ukuzimela: yinja; nginamahloni, njenga-, nganga-, okwa- • ngokukaVan Wyk isibanjalo, isiphawulo, isibaluli, inani kanye nongumnini akuwona amagama kodwa yiqoqo lamagama. • Okuphawulekayo uVan Wyk ubuye afake isibanjalo sokukhomba kanje namagama angakwazi ukuzimela (particle words).
  • 16.
    Amagama • UVan Wykuphinde athi amagama angasebenza ngalezi zindlela ezine: • Igama liyakwazi ukusuka endaweni ethile emshweni liye kwenye indawo (transposability): • Umfana udlala ibhola. • Udlala ibhola umfana. • Umfana ibhola uyalidlala. • Ibhola umfana uyalidlala.
  • 17.
    Amagama • Separability: Igamaliyehlukaniseka ngokufaka elinye phakathi kwamagama. • USipho uthanda imicimbi./ USipho yena uthanda imicimbi. • UShabalala akasafuni ukudlalela iChiefs./ UShabalala impela akasafuni ukudlalela iChiefs. / UShabalala akasafuni ngempela ukudlalela iChiefs.
  • 18.
    Amagama • Replaceability: Ungakwaziukufaka igama esikhundleni selinye igama. (Isabizwana ngesinye sezibonelo sale ndlela yokuhlonza amagama). Ake sibheke nazi ezinye: • Uma amakhiwane emahle kakhulu asuke esebolile. • Uma amakhiwane eba mahle kakhulu asuke esebolile.
  • 19.
    Amagama • Isolatability: Igamaliyakwazi ukuzimela gelekeqe ngaphandle kokuncika kwelinye. Nasi isibonelo: • Ubaba ubehlabeni ngempelasonto? Inkukhu. • Umama uyephi? Esontweni.
  • 20.
    Amagama • Igama elaziwanjengebizo lingasebenza ngalezi zindlela emshweni: • Njengomenzi/nhloko Umama ukha Amanzi Umfana udlala ibhola Umzala ufunda incwadi
  • 21.
    Amagama Lingasebenza njengomenziwa Umama ukhaamanzi Umfana udlala ibhola Ingane idla ukudla Lingasebenza njengondaweni: Umama uye emsebenzini Umfana usesontweni Ugogo usemthonjeni
  • 22.
    Amagama Lingasebenza ukusekela igamaelingakwazi ukuzimela: • UBuhle uhambe nomama • Umalume uye kumkhulu • Isilo singangezwe laso
  • 23.
    Amagama • Usobizo uquketheisabizwana • Sona singasebenza ngalezi zindlela: Singalandela ibizo: Umama yena uhambile Umalume yena ukhona Abafundi bona bayabhala
  • 24.
    Amagama • Singandulela ibizo: Yenaumkhulu uyadla Wona Amanzi awekho Bona abebala bafikile
  • 25.
    Amagama • Singalandelana nezinye: Ngifunabona bodwa. Bona bonke abekho Sidlala nabo bodwa
  • 26.