ISICHASIS
O
ADJECTIVES
izinhlobo
zesichasiso
Isiphawulo
Isibaluli
Ongumnini
Inani
isichasiso amagama a...
achaza ibizo (noun) nosobizo (pronoun)
linikeza imininingwane (details) ngebizo
elisho isimo sebizo
elijwayele ukuvela ngaphambi kwebizo.
Umfana omncane ugqoke ihembe
lakhe elimhlophe. Msebenzi muni
awufundela enyuvesi?
(i) -omncane - isiphawulo
(ii) -lakhe - ongumnini
(iii) -elimhlophe - isibaluli
(iv) -muni - inani
ISIPHAWULO
Sichaza ukuthi into ibonakala injani uma
uyibheka ngamehlo.
Isiphawulo sakhiwe yizingxenye ezimbili,
isivumelwano nesiqu. Emshweni
sisebenza silandele usobizo
esimchazayo, kanje:
Umuntu = omusha (new)
Imoto – entsha - a new car
Umuzi = omuhle (beautiful)
Ingane – encane - a small baby
ISIPHAWULO
Isib. -ncane, -khulu, -fushane, -
de, -ningi, -hle, -mbi, dala,
sha, -mnandi, -bi
• Ubhuti wami __dala uyasebenza.
• Ngibone ukudla __hle.
• Ubhuti__bi uyashada.
• Izingane zihamba ngebhayisiskili __sha.
• Ngizosithenga isiketi __ncane.
omdala, okuhle, omubi, elisha, esincane
ISIPHAWULO
• Ubhuti wami omdala uyasebenza.
• Ngibone ukudla okuhle.
• Ubhuti omubi uyashada.
• Izingane zihamba ngebhayisiskili elisha.
• Ngizosithenga isiketi esincane.
IZIPHAWULO
Izibonelo
Izolo sidle ukudla okumnandi.
Ngicela ibhuku elikhulu.
Lo sisi unobuso obuhle.
uSnakho uhlakaniphile esikoleni.
Umama ubhake amakhekhe amnandi.
Bhala umsebenzi osekhasini 72 kwi
Workbook yakho
ISIBALULI
Sichaza ukuthi into
injani.
Igama elisebenza ukuchaza ibizo
noma isabizwana emshweni.Isibaluli
sithi asifane nesiphawulo umehluko
ukuthi sona-ke asisebenzisi lezi ziqu
ezibalwe ngenhla. Nakuba zikhona
iziqu zemvelo
zesibaluli
ISIBALULI
Izibonelo
Ekilasini kunabafundi abane kuphela.
Uthisha usinike umsebenzi onzima.
Umfula obanzi ngiyawesaba.
Ngizothenga ingubo eluhlaza.
Izinwele zakhe zimnyama.
INANI
Ucezu lwenkulumo olubonakala
ngokusebenza luchaze ibizo
noma isabizwana
ngokusebenzisa lezi
ziqu okuthiwa iziqu zenani:
-mbe, -ni, -phi, -nye nazo
zidinga kube khona
ukuvumelana phakathi kwebizo
ezilichazayo.
INANI
Izibonelo
Mntwana muni otholwe usisi?
Umuntu mumbe ontshontshe imali.
Motoni ethengwe uSnakho?
ONGUMNINI
Usebenzisa iziqu -mi/ -kho, -yo, -ka-
Sichaza ibizo noma isabizwana
njengezinye izichasiso kudingeka
kubekhona ukuvumelana
phakathi kwesiqu sebizo elichazwayo.
Ongumnini igama elichaza ibizo noma
isabizwana ngokobunikazi.
ONGUMNINI
Izibonelo
bayo, zikamalume.
Usisi wezingane uzoyivula inkulisa.
Isichasiso wezingane sichaza kabanzi
ngebizo usisi.
NGIYABON
GA

Isichasiso - Adjective, Relatives and Possessives