SlideShare a Scribd company logo
1 of 7
Zulu Poem
UTHINGOLWENKOSAZANA
(RAINBOW)
Okumayelana nenkondlo
 Le nkondlo imayelana nothando.
 Imbongi ifanisa uthando
nothingolwenkosazana.
 Kuningi okushiwo yimbongi okuveza ukuthi
ngempela uthando lwabo
lunjengothingolwenkosazana.
 Umuntu angazibuza ukuthi kungani?
Mhlawumbe ubuhle bemibala
yithingolwenkosazana.
Siyaqhubeka….
 Imbongi itshela isithandwa sakhe ukuthi
mabangahlukaniswa yilutho kodwa
bahlukaniswe ukufa.
 Lapha sithola imbongi ichaza ukuthi yebo
iyazi ukuthi kukhona okuzobehlela
izingqinamba zizoba khona kodwa
bangahlukani.
Siyaqhubeka….
 Imbongi siyithola yenza izithembiso kuso
isithandwa sakhe.
 Imbongi isho okuhle kodwa kulesi sithandwa
sakhe.
Ubunkondlo
 Ukuze sithi inkondlo yinkondlo kukhona
izingxenye okufanele zikufakazele lokho.
 Lezi zingxenye yisakhiwo sangaphandle
nesangaphakathi.
 Lapha sizobheka kuphela izingxenye
zesakhiwo sangaphakathi.
Izifenqo
 Okokuqala nje; isihloko
“Uthingolwenkosazana” uma nje umuntu
efunda engacabanga ukuthi inkondlo
imayelana nothingolwenkosazana.
 Imbongi isebenzisa isifaniso Kanye
nezingathekiso.
Izifenqo
 Uthando lufaniswa nemibala yothingo
Lwenkosazana.
Lapha sithola;
 Isifaniso
 Isingathekiso
 Uphawu

More Related Content

What's hot (20)

Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Inkinsela yasmgungundlovu
Inkinsela yasmgungundlovuInkinsela yasmgungundlovu
Inkinsela yasmgungundlovu
 
Izinkondlo
IzinkondloIzinkondlo
Izinkondlo
 
Sicikoza ngosiba
Sicikoza ngosibaSicikoza ngosiba
Sicikoza ngosiba
 
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna NovelUdweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
Udweshu ( conflict) Bengihi lizokuna Novel
 
Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)Izinkondlo1(2)
Izinkondlo1(2)
 
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembeziUmlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
Umlando omfishane nemisebenzi ka nyembezi
 
Izibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosiIzibongo zamakhosi
Izibongo zamakhosi
 
Theto
ThetoTheto
Theto
 
Ubuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandahUbuciko bomlomo asandah
Ubuciko bomlomo asandah
 
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
Izinkondlo zika bw vilakazi(1)
 
Ubuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slidesUbuciko bomlomo slides
Ubuciko bomlomo slides
 
Imifanekisomqondo
ImifanekisomqondoImifanekisomqondo
Imifanekisomqondo
 
Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu Inkinsela YaseMgungundlovu
Inkinsela YaseMgungundlovu
 
Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)Izinkondlo (Isakhiwo)
Izinkondlo (Isakhiwo)
 
Izinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwaneIzinhlobo zezinganekwane
Izinhlobo zezinganekwane
 
Izinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakaziIzinkondlo zika bw vilakazi
Izinkondlo zika bw vilakazi
 
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISMUKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
UKUHLAZIYA INDIKIMBA YENGANEKWANE NGETHIYORI YEFEMINISM
 
UBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMOUBUCIKO BOMLOMO
UBUCIKO BOMLOMO
 
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
Izibongo zamakhosi zithathwa_njengencwadi_yomlomo_yomlando_wamakhosi_kanye_no...
 

Poems written in Zulu (Izinkondlo)

  • 2. Okumayelana nenkondlo  Le nkondlo imayelana nothando.  Imbongi ifanisa uthando nothingolwenkosazana.  Kuningi okushiwo yimbongi okuveza ukuthi ngempela uthando lwabo lunjengothingolwenkosazana.  Umuntu angazibuza ukuthi kungani? Mhlawumbe ubuhle bemibala yithingolwenkosazana.
  • 3. Siyaqhubeka….  Imbongi itshela isithandwa sakhe ukuthi mabangahlukaniswa yilutho kodwa bahlukaniswe ukufa.  Lapha sithola imbongi ichaza ukuthi yebo iyazi ukuthi kukhona okuzobehlela izingqinamba zizoba khona kodwa bangahlukani.
  • 4. Siyaqhubeka….  Imbongi siyithola yenza izithembiso kuso isithandwa sakhe.  Imbongi isho okuhle kodwa kulesi sithandwa sakhe.
  • 5. Ubunkondlo  Ukuze sithi inkondlo yinkondlo kukhona izingxenye okufanele zikufakazele lokho.  Lezi zingxenye yisakhiwo sangaphandle nesangaphakathi.  Lapha sizobheka kuphela izingxenye zesakhiwo sangaphakathi.
  • 6. Izifenqo  Okokuqala nje; isihloko “Uthingolwenkosazana” uma nje umuntu efunda engacabanga ukuthi inkondlo imayelana nothingolwenkosazana.  Imbongi isebenzisa isifaniso Kanye nezingathekiso.
  • 7. Izifenqo  Uthando lufaniswa nemibala yothingo Lwenkosazana. Lapha sithola;  Isifaniso  Isingathekiso  Uphawu