Iziphicwano-Part1
- 1. Iziphicwano/Tiphicaphicwano
Mina ngikuphicaphica ngoquot;
Hamba siyodibana phambiliquot;

nginiphicaphica ngesikhukhukazi sami esizalela emeveni.
nginiphicaphica ngong' NTHANANA akangeni kungi'NTHININI kodwa ung'NTHININI uyangena kung'NTHANANA.
mina ngiphiphica ngomama uyasuza izingane ziyabaleka
nginiphica ngomuntu wami uma emile uma ngezinyawo ezintathu uma ehamba, uhamba ngonyawo olulodwa.
nginiphica ngenkunzi yami ebomvu ehlala esibayeni esimhlophe.
mina ngikuphica phica ngehhashi lami eligijima ibanga elide elifika lapho liya khona selingenamsila
nginiphicaphica ngezindlubu zami ezinekwa ebusuku.
ngiphicaphica ngaba khwenyana bam abath uma beya ekhweni badlubhe amasudi aluhlaza, uma befika badlubhe abomvuuma sebehamba bagqoke amnyama
Ngiphicaphica ngento yami ehamba ngezinyawo eziwu 4 ekseni, eziwu 2 emini , ezintathu ntambama
nginiphicaphica ngesitimela sami sentaba